Hatshi ca, Donsende, ulahlekile kancane, igama lokuthi "Shona" baletheswe ngamaNdebele. Ungalibali ukuthi abeNguni bethesa abeSuthu, abeSuthu bethesa amaNdebeble (babesith "Matabele"), etc. Izizatho bazichasisa kabili abaziyo :
1) NgesiZulu phela uku"shona" yikufa, yikho abeNguni abeza lenkosi uMzilikazi babengathi "ilanga selitshona" babesithi "liyashona". Yikho ungalibali ukuthi ezizwe ne zizwe (current Shona - amaKwerekwere (Kore Kore), Karanga, Zezuru, Manyika, Mabuja,etc) babesilwa bodwa kodwa ngaphambilini uZwangendaba wayedlule kulelizwe wabadlithiza loSoshangane laye waye senza santando empumalanga (amadingi"ndawo" - amandau phela - yizizukulwane zabeNguni). Yikho amaNdebele ayesithi ngokuyisizwe oku"shonayo" (ukufa phela) , yebo nje lesisizwe ngaleso sikhathi sasingazathi siya "shona".
2)Abanye bathi betheswa ukuthi "shona" ngo yayithi impi ihlasela babe baleke bangene embalwini ezintabeni, i.e, banyamalale nje,amabutho abe esesithi baya"shona" (they just disappeared). I think this is the current official version (more mysterious & romantic...
![[Razz]](images/icons/tongue.gif)
). Ngethemba uyake uzwe kuthiwa "amasekelantaba"
Elokuthi "swina" lelo ngelokweyisana ngoba abanye bethu laba babesidla amathumbu bengawakhamanga (engahlanzwanga). Nxa usazi isiShona (Karanga, I think) uzathola ukubane incekeza lokukhama amathumbu libala linye, especially, nxa kusendlebeni zomNdebele ongazi kuhle isitshona