|
0 registered (),
4
Guests and
1
Spider online. |
|
Key:
Admin,
Global Mod,
Mod
|
|
|
#1305 - 02/03/05 06:17 AM
Re: Abangane kanye Lesafunda labo
|
Ndunankulu
Registered: 05/31/04
Posts: 642
Loc: United Kingdom
|
Zwide
Esami isandla sengisiphakamisile kulabo abafunda eNyamande. Ngiyi pioneer ngoba lami ngangiku first batch eyavula leso sikolo ngo 1973, ngezikhathi zabo Nyethula, Dungeni, Khuphe, Nkomo, Ms Maripe, Mrs Nleya, Ms Moyo (eventually owathathwa ngu Josiah Nxumalo). Tshela mina ngitshela abadala mfanakithi.
|
|
Top
|
|
|
|
#1307 - 02/03/05 10:51 AM
Re: Abangane kanye Lesafunda labo
|
Ngqwele
Registered: 06/20/02
Posts: 145
Loc: Khonale
|
quote: Originally posted by sukuz: Zwide Mina ngakhulela ePatapata tshomi OMbhizo uyabazi na? Ngafunda eLukhanyiso topi
UMbizo ngiyamazi, ulalokhu abathi 'ngama limi' nxa ekhuluma. mina ngiphuma khona eMpoyez bakwethu, khona kanye ePata-pata.
Kahle ngikubizele amajita, usabakhumbula laba; Freeman, Para, Inno(the late Rwodzi), Vikitha, Forbes, Ndafara, Clive, Benson, Billiard, Mpumelelo, Joe(Mbarura), ngizabuya lamanye amagama futhi
|
|
Top
|
|
|
|
#1308 - 02/03/05 11:11 AM
Re: Abangane kanye Lesafunda labo
|
Sikhulu
Registered: 07/29/04
Posts: 201
Loc: Hillbrow Inn
|
1973? Hayi, Sgero baba, naqala ukudala kufunda izihlahla zisa khuluma hk hk.
Mina ngafunda esikolo sika Mnu Garfield Todd, Dadaya Missionary School eShabani (zigangi, missionary as in religious) from 1989 - 1992. Angazi, kodwa it would be highly unlikey ukuthi bangaba khona abanye khona lapha eNkundleni bcoz there was only 1 Ndebele class per stream.
|
|
Top
|
|
|
|
#1310 - 02/04/05 12:06 AM
Re: Abangane kanye Lesafunda labo
|
Ngqwele
Registered: 06/20/02
Posts: 145
Loc: Khonale
|
quote: Originally posted by sukuz: Hawu Saduva mfanekhaya Mana lami ngithi OPolite oVusa Zenzo, Gary Life(late?)mandla Shame Japhet Mdara Gera
Haa Sukuz, wena siyaqavana phela. yi boyz zam zonke lezo ozitshoyo. o Percy, Goodman, Target, Bernard, Chenjerayi, Kingston, Hassan, Vumayi, o Witness ngale e Total labo 'Rollo', o Da,
usamkhumbula u Mandla 'farabhundu'?
eishhh mfethu, asithethe ngasese ngoba ngibona ngiyakwazi wena.
|
|
Top
|
|
|
|
#1312 - 02/03/05 01:25 PM
Re: Abangane kanye Lesafunda labo
|
Mafikizolo
Registered: 03/09/04
Posts: 40
Loc: Debshan Ranches
|
Zwide
KuloZwide obedumile kakhulu ngendaba zejubane from Embakwe ngama 1990. kungaba kunguwe? Mina ngifunde eMzingwane.
|
|
Top
|
|
|
|
#1313 - 02/04/05 12:33 AM
Re: Abangane kanye Lesafunda labo
|
Ngqwele
   
Registered: 02/01/05
Posts: 165
Loc: Lobengula
|
quote: Originally posted by Sgero: Zwide
Esami isandla sengisiphakamisile kulabo abafunda eNyamande. Ngiyi pioneer ngoba lami ngangiku first batch eyavula leso sikolo ngo 1973, ngezikhathi zabo Nyethula, Dungeni, Khuphe, Nkomo, Ms Maripe, Mrs Nleya, Ms Moyo (eventually owathathwa ngu Josiah Nxumalo). Tshela mina ngitshela abadala mfanakithi.
Suka bo Sgero....hatshi kodwa mina ngafika iskhathi sakho sesidlule.... kodwa ke UMaripe ngiyamkhumbula laye wayetshaya......UKhuphe wangifundisa....UNkomo umdala omnyama ngenkani...wayetshaya ke lowababa...kodwa hatshi kangifundisanga...
Enxenye uyakhumbula oAmbrose isela leLobengula...LaboErnest UJangajanga(cause he was tall)
Ubaba uThwala the Caretaker.....ke uymazi???
|
|
Top
|
|
|
|
#1314 - 02/04/05 12:54 AM
Re: Abangane kanye Lesafunda labo
|
Ngqwele
   
Registered: 02/01/05
Posts: 165
Loc: Lobengula
|
quote: Originally posted by Gazilikababa: Zwide
KuloZwide obedumile kakhulu ngendaba zejubane from Embakwe ngama 1990. kungaba kunguwe? Mina ngifunde eMzingwane.
Ngiyamzi ke lowamfana hatshi kangisuye kodwa ke ngajigima laye kahulu...(Relay Team)....ngafika eMzingane kanengi nje ngendaba zokugijima labo dade be Mpandeni
Kulamadoda engiwaziyo ayeseMzingwane.....early 90s....
|
|
Top
|
|
|
|
#1316 - 02/04/05 11:42 PM
Re: Abangane kanye Lesafunda labo
|
Sikhulu
Registered: 01/20/04
Posts: 286
Loc: Next Door
|
Bafowethu,
Sgero wena maybe wageleza leBhudasi yami, mina eNyamande ngageleza uGrade one kuphela njalo lesikhathi elikhulumangaso besesedlule kodwa kungasenani mina ngafundiswa ngu Miss Mabhayisa owayemuhle blind even ngangingu grade one ngambona ukuthi wayeliKhoci.
Ngafunda leBoyz okuthiwa nguNkulumane ngakengahlangana laye eJozi ngabo 2001.
AbeMazwi leMag North zwankani lana siyisase abaqava oJoe,Shaibu,Greefis,Khoks(late)Kuda,Bee,Hakuna,Abero,Bonari,Sheila wema 5,Mampi,Isa,Denzo,Bhedi,oNecky,Mbitani,Chigu,Nqobile,Mjinja, uBrian uMshonga,oKhansila umfana kaKhansila uDube,Ngure, Nixon,Oswald, Tsepi labanye. AbeNorthlea High labo bengasabi lingangeja, oZanda,Kennedy,Hillary,Bheki Ndebele,Zodwa Mguni,oEzra labanye bakhe abagejiswa igodi nguMpofu,Mbekezeli lonke nje lawe Patricia Mdlogwa.
------------------------------------------------- Angisiye uGwai wokumbelwa,nginguGwai wokuzimilela.
|
|
Top
|
|
|
|
#1317 - 02/05/05 12:15 AM
Re: Abangane kanye Lesafunda labo
|
Sikhulu
Registered: 01/08/05
Posts: 281
Loc: Montiriyali
|
MINA EMAZWI NGACINA KU GRADE 4 NGIFUNDISWA NGU MISS MPOFU OWAYEHLALA ECELENI KWESABATHA(WAYEHAMBA NGAMA CRUTCHES).O NGURE BAFUNDE LE MEBRAS,KANJE KO ABERO YIKHO OKWAKU LESPAZA ESINCANE (EKHONENI DUZE LAKO ROMEO).
ABAGELEZA E ST PATRICK'S PRIMARY ZIKHIPHANI LAPHO,TSHAYANI PHELA LANI IZWAKA LAPHA ENKUNDLENI SIXOXE.MINA NGIQEDA U HEADBOY KWAKUNGU VUSUMUZI MATSHAZI,KWAKULABO RICH(CHORUMA),PAMELA,TINOS,SIKHUMBUZO,WINILE,MEHLULI,REJOICE,DUDU,NTANDO,NTSWEBE,MASIKIBHORORO,YOLANDA,FADZAI,MANDLABAPHANSI,SIFELANI,LAMA TWINS U PAUL LO PETER.
|
|
Top
|
|
|
|
#1318 - 02/05/05 04:44 AM
Re: Abangane kanye Lesafunda labo
|
Ngqwele
Registered: 10/03/02
Posts: 138
|
Any Empandeni guys (1976)?
|
|
Top
|
|
|
|
#1319 - 02/05/05 07:19 AM
Re: Abangane kanye Lesafunda labo
|
Sakhamuzi
Registered: 09/20/04
Posts: 69
Loc: Kezi
|
Mina nga geleza e J.Z.Moyo esinikison , ngisakhumbula umphathi wabaphathi u P. Machaka bakwethu leyo yibhoza wala ipromotion ngama 80s ku ministry of education yokuba yi EO evikela thina nje ngoba sasingeke siqede izifundo zethu ngaphansi komunye umphathi .wazimisela waketha ukuhlala lathi emapulazi , ngihleli ngimkhumbula lo ubaba , Ngikhumbule iqhembu lembube elalizibiza nge GHETTO BROTHERS ,Okwangichazayo yikuthi bona babezibize nge( Ngetu brothers ) ngamanye amagama babezithi NSANGU BROTHERS ngoba zazisitsha kulamadoda baze babumba iqembuleli. Kwathi siphumile siku tour labo nngesikolo kuhlatshelwa umbalisi omunye kwesinye isikolo owayengumlungu wangibuza amaqembu esihamba lawo efuna ukuhlela i program mina ngatsho oqotho ngathi sile Ngetu brothers wangangizwa wazama ukuphinda wathi yena GHETTO BROTHERS mina ngavela nga qekuza ikhanda kwabayikho ukuguquka kwegama labo , kwakulabo Zuka amadoda ayelemphandla efika esiphundu kanye labo Amose , oDlozi AAAAAh suka madoda kwakusemnandi sikhomba ngophakathi .
|
|
Top
|
|
|
|
#1320 - 02/06/05 12:32 AM
Re: Abangane kanye Lesafunda labo
|
Ndunankulu
 
Registered: 05/04/04
Posts: 805
Loc: KwaGodlwayo
|
ngetu brothers hk hk hk. nice. Wena ndoda yeJZ uqinisile lathi iJZ besiyesaba kuthiwa batshaya obhudi bakhona, into ebe isuka isenze sibesabe kakhulu bekuthiwa babengengekho, babengamalwecatsha, abatshayi balomuntu phansi. Mina ngifunde esikolo okuthiwa yiSabhabha, i JZ besidlala layo ibhola kuClub, ngikhumbula umlungu lona obenguMjelimane owadestroya iqembu lethu, basitshaya 4 nya, kusukela kulolosuku iqembu lethu lafunda ukulwa lokuphikisana lodwa lokungasapractizi. kodwa zazizinhle insuku ngisafunda eSabhabha madoda, ngaphansi komphathi obekuthiwa nguBaloyi(late). Ngikhumbula izinsizwa ezifana labo Johnson Masotsha, Thando Moyo, Tshaka Mdluli, Esau Sibanda, Amos Sibanda indoda ebidlala ibhola kakhulu, ucine esefunda eSiwaze, ngikhumbula enye insizwa ebe ibizwa uSalvine Bhebhe obelamaphimbo amanengi okuhlabela ngaphandle kwediscoti, yagcina isifunda eKusileni lendoda ngangicabanga ukuthi uzocina esehlabela loJoseph Shabalala. Yeyi madoda sekubukeka sengathi izintombi angisazikhumbuli, cha akunjalo, lithini ngoRose Mnkandla obethi nxa edlala ibhola lamantombazane aze aguqe ngamadolo, Ngisabakhumbula naba abalandelayo Nobuhle Meja Moyo, Lindiwe Mnkandla, Siboniso Msipha intombazane ebingakwazi ukuthi uma ibhala ilahle yinoma kube kunye. Hhayi angime lapho okwamanje ngoba lingaze liyeshona elenkosi ngilokhe ngibaqambile njalo nje.
|
|
Top
|
|
|
|
#1323 - 02/05/05 03:44 PM
Re: Abangane kanye Lesafunda labo
|
Ndunankulu
Registered: 05/31/04
Posts: 642
Loc: United Kingdom
|
Tsunami
hk hk hk wena ungibulele izolo. Yazi uMiss Mabhayisa wayelikhoca vele, hk hk. Wena ilihlo lakho labona liseseyithwathi!!!
Soweto
U Chemzo usendaminya, ngamcina ehlala eBerea.
|
|
Top
|
|
|
|
#1325 - 02/06/05 03:56 PM
Re: Abangane kanye Lesafunda labo
|
Ngqwele
   
Registered: 02/01/05
Posts: 165
Loc: Lobengula
|
quote: Originally posted by Sgero: Zwide
hk hk hk baba uJangajanga ngimazi kuhle mhlophe hk hk labakwabo. Manje uMs Maripe ngake ngazama ukungena ku choir yakhe but, mmmmm kwehlula (kwakuthiwa mina ngixoxa ingoma abanye behlabela).
Sgero suka lapha ngoba mina ngangihlala duze lo Jangas...usisi wakhe uMaPhiri...uyamazi na??? Wawuhlala ngaphi ....eLobhengula....???
UmaBhayisa ngiyamazi... uSibanda was still the Head when i left.....
|
|
Top
|
|
|
|
#1327 - 02/07/05 12:51 AM
Re: Abangane kanye Lesafunda labo
|
Ndunankulu
Registered: 05/31/04
Posts: 642
Loc: United Kingdom
|
Zwide wena kumele ungithinte s'true engxenye ngakengakudla ku ski laku bhokheyi (ezikopeleni). Kuyamela ngikunike isayini yakho. Ngangihlala duze le church eyi yellow ele red roof tiles, actually next door laleyana eyabantu beMalawi.
uMdala uThwala was a good man, ngangimzwisisa blayindi utopi lowa
|
|
Top
|
|
|
|
#1329 - 02/07/05 07:47 PM
Re: Abangane kanye Lesafunda labo
|
Ngqwele
   
Registered: 02/01/05
Posts: 165
Loc: Lobengula
|
quote: Originally posted by Mabhidliza Tsunami Gagasi: Sgero,
Awukahleki topi ngisazokuphula imbambo second half, atleast uyavuma ukuthi umabhayisa wayeyisqabhobho. Wena phela whlala ema eriyeni akoNkulumane antsho utsho duze kwe Free Presbaterian church of Scotland ngiyakuqava. Usakhumbula eNyamande amabhunu ebuya ezothatha abafana ababengama Giant for i CALL-UP.
ibhudasi yami yafunda labo Gladmore owayengubhudi ka' Gili" Gillmore ikharadi mina bengisangu kijane.
----------------------------------------------- Angisiye uGwai wokumbelwa, nginguGwai wokuzimilela.
Mabhidliza...wahlala eLobhengula na...ngoba ngiyamkhumbula U Gili...umkharadi...
I Free Presbtarian was that Yellow Church....ekhoneni lapho ababethengisa amatamatisi...
|
|
Top
|
|
|
|
#1330 - 02/07/05 07:50 PM
Re: Abangane kanye Lesafunda labo
|
Ngqwele
   
Registered: 02/01/05
Posts: 165
Loc: Lobengula
|
quote: Originally posted by Sgero: Zwide wena kumele ungithinte s'true engxenye ngakengakudla ku ski laku bhokheyi (ezikopeleni). Kuyamela ngikunike isayini yakho. Ngangihlala duze le church eyi yellow ele red roof tiles, actually next door laleyana eyabantu beMalawi.
uMdala uThwala was a good man, ngangimzwisisa blayindi utopi lowa
Yaaa mgangivele ngikudinga bangidla kakhulu kuski... ...
OLake(Lasxen) uyamazi?????
|
|
Top
|
|
|
|
#1331 - 02/07/05 07:58 PM
Re: Abangane kanye Lesafunda labo
|
Ngqwele
   
Registered: 02/01/05
Posts: 165
Loc: Lobengula
|
quote: Originally posted by Masola wa Dabudabu: Any Empandeni guys (1976)?
KuloMasola owafunda eMbakwe....two of them actually...any relations...????
But it was way after..your time... ![[Wink]](images/icons/wink.gif)
|
|
Top
|
|
|
|
#1332 - 02/07/05 11:13 PM
Re: Abangane kanye Lesafunda labo
|
Ndunankulu
 
Registered: 05/27/04
Posts: 741
Loc: Khonaph'ya Enkangala
|
quote: Originally posted by Mabhidliza Tsunami Gagasi: ......................................... ibhudasi yami yafunda labo Gladmore owayengubhudi ka' Gili" Gillmore ikharadi mina bengisangu kijane.
----------------------------------------------- Angisiye uGwai wokumbelwa, nginguGwai wokuzimilela.
I thought ikhaladi kwakungu Dougie (whose father was uBerman owayetshayela i caterpillar ye mara), the youngest of the Mkandla boys, not uGili, who was the middle one uGlad kunguye omdala. I stand to be corrected.
|
|
Top
|
|
|
|
#1333 - 02/08/05 08:00 AM
Re: Abangane kanye Lesafunda labo
|
Nkosi
 
Registered: 05/11/04
Posts: 1298
Loc: Emkhathini
|
quote: Originally posted by NTSHONTSHO: MINA EMAZWI NGACINA KU GRADE 4 NGIFUNDISWA NGU MISS MPOFU OWAYEHLALA ECELENI KWESABATHA(WAYEHAMBA NGAMA CRUTCHES)...
Mina lami ngafunda eMazwi. Wangi fundisa uMrs. Mpofu. Wayengi zonda blayind.
Uyamazi yini uBoyz okuthwa ngu Chamu, owalezilonda enyaweni omude? Khathesi use ekh-tha eMakhosi? Ngangi labo Nkanyiso.
Utshomi okuthwa ngu Nhamo owaye hlala eWest ukhona omaziyo? Ngibona nagthi sowaya eGoli.
|
|
Top
|
|
|
|
#1336 - 02/08/05 06:51 PM
Re: Abangane kanye Lesafunda labo
|
Ngqwele
Registered: 10/14/03
Posts: 126
Loc: Emlageni, eShamba
|
Abafunda eSobukazi '86-89 engafunda nabo engisaba khumbula yilaba: Moses,Mandla,Tendai Kufa...,Ndabezinhle Gumbo,Dickson Piri,Desire B,Nhamo,Zwangedaba Sibanda,Michael Sibanda, Michael Moloi(late),Njabulo Sithole,Regina Sithole,Khethiwe Makhiwa,Maureen, Maude Kapesa,Shepard,Qhawe Khumalo,Sifiso, Mzambiya,Wayi(Y) Moyo..... Otisha bona bekukhona: Nyakani-English, uP Ndlovu-woodwork, uGumbo owayesifundisa uhlelo lwesiZulu, uToshky owayesishayisa iMaths nabaye. Ngisafisa ukuxhumana nabobonke laba engiba qambe ngaphezulu.
|
|
Top
|
|
|
|
#1337 - 02/08/05 08:43 PM
Re: Abangane kanye Lesafunda labo
|
Ndunankulu
Registered: 05/31/04
Posts: 642
Loc: United Kingdom
|
Tsunami and Sphe
gpn gpn gpn uSphe wangibulala yazi! UDougie nguye ikharadi and ngangilabo iboys eJozi both Dougie and Gladdie hk hk.
Ngizake ngikuphandele i number ka Gladdie/Dougie ku boys ezise Ndatshi uNdreya. One of the guys abathathwayo ngamabhunu ngu Stanford (I think ibhudasi yakhe ngu Henry). Come to Lobengula, hk hk hk. Sesifuna uku declare iLobengula le Njube as separate states manje!!!!
|
|
Top
|
|
|
|
#1341 - 02/09/05 12:21 AM
Re: Abangane kanye Lesafunda labo
|
Ngqwele
Registered: 10/03/02
Posts: 138
|
quote: Originally posted by zwide: quote: Originally posted by Masola wa Dabudabu: Any Empandeni guys (1976)?
KuloMasola owafunda eMbakwe....two of them actually...any relations...????
But it was way after..your time...
No. I do not know them.
|
|
Top
|
|
|
|
#1342 - 02/09/05 12:23 AM
Re: Abangane kanye Lesafunda labo
|
Ngqwele
   
Registered: 02/01/05
Posts: 165
Loc: Lobengula
|
quote: Originally posted by BAZONYA: zwide
hk hk hk hk wena ngabona safunda sonke .mina lami ngafunda e nyamande ngifudiswa ngu gwabi.kwakumnadi ngalezo suku kodwa ungwabi wayetshaya baba hayi okokudlala uyazi.ngangidlala ibhola so egxenye usangikhumbula.ngangili twin baba njalo ngangihlala elobengula old emlayinini okhangele ilobengula secondary school.igotsha elapho hayi baba kuyafiwa
UNgwabi ngiyamazi...ngaqeda eNyamande ngo 1987...ngangiku 7c ngifundiswa nguNcube very cool guy....
Uyamazi u Fatima(Patuma)..im not sure anymore labo Jeremiah.... babehlala emalayinini akho.. ngafunda labo wayengumngane wami u Patuma....
|
|
Top
|
|
|
|
#1344 - 02/09/05 10:42 AM
Re: Abangane kanye Lesafunda labo
|
Sikhulu
Registered: 01/20/04
Posts: 286
Loc: Next Door
|
Bafowethu, Liyabona ke le Topic kumele itshayelwe izandla so ![[clap]](graemlins/yelclap.gif) ngoba lapha sizazana ngokuqinileyo. Sokusobala ukuthi bakhona oBhudi labafana lapha, abangane labodade kuhle kuyabongeka. Sgero usule 2 amafoni okumele umphandele wona ungaphambanisi phela. Bakhona yini esavula labo iMazwi mina ngangiku 2B sifundiswa ngu Mrs Vuvuya, abafunda eNzwananzi Primary uDube owayengu Headmaster yiKhulas yami, he is the longest serving headmaster laphana. -------------------------------------------------- Angisiye uGwai wokumbelwa, nginguGwai wokuzimilela.
|
|
Top
|
|
|
|
#1345 - 02/10/05 12:12 AM
Re: Abangane kanye Lesafunda labo
|
Mafikizolo
Registered: 11/01/04
Posts: 15
Loc: South Africa
|
Ndabezitha mina ngafunda eMpopoma kusukela ngo1991 kusiya ngo1994 .Usibanda ngiyamazi kakhulu uHeadmaster owayehamba ngePegeuot ebolileyo bonke ORunyowa ishona lo***** leliyana loJZ okwakukufitshane kutshaya kabi.Usakhumbula utshomi lowana owayengucaretaker wayeduba kabi.wayehlala khonaphana esikolo.Kanti wena wafunda ngasiphi isikhathi?wake wawanatha yini amahewu.Mina ngangiwanatha kakhulu ngoba ngekhwaya kwakulanjwa.Ngangihlala eNtumbane ngale koNhliziyo
|
|
Top
|
|
|
|
#1346 - 02/09/05 07:10 PM
Re: Abangane kanye Lesafunda labo
|
Ngqwele
   
Registered: 02/01/05
Posts: 165
Loc: Lobengula
|
quote: Originally posted by BAZONYA: zwide
hk hk hk yebo baba .lami ngiqede ngo 1987 enyamande mina ngangiku 7A baba.kwakulabo jere ababili omunye wayehlala e extesion omunye ehlala elobengula duze leguta bonke babengabangane bami .lanxa sesiqedile besilokhe singabangani uyazi, kodwa i think omunye sowasitshiya usizi olunganani mfowethu .mina bengiliphahla ku 7a baba.ufatuma ngiyamanzi kahulu hk hk hk wayehlakaniphile ke lowo mntwana.
Suka lapha wena mfana.... UJere owasitshiyayo nguphi...??? uyamazi uPatience ushoti..she was short...lol..ngiyazama ukukukhumbula mfowethu ngizama ukufaka umfanekiso wakho ngoba ngiyakhumbula amaphahla ayedlala inguqu...lilamayunifomu etshilamoya....i think...
U7a kwakulo Hleziphi.....????
|
|
Top
|
|
|
|
#1351 - 02/10/05 06:18 PM
Re: Abangane kanye Lesafunda labo
|
Ngqwele
   
Registered: 02/01/05
Posts: 165
Loc: Lobengula
|
quote: Originally posted by BAZONYA: zwide ah yebo phela sizacina sazene .ujere owe extension ngibona sowasitshiya baba.upatience ushort ngiyamkhumbula owayehlala kumbida rd hk hk hk hk hk hk.yebo utshaye ekhanda sasiqoka awe tshilasi ithimu yakhona yayilabo musa ,yusofu,jabu umaramba,umathew,themba ,mandla,decide abanye angisabakhumbuli kahle baba.uhleziphi i think waye ku 7d nxa ngingaphambanisi
Umaramba,Decide,Themba,ngisabakhumbula kakhulu lababantu...hk hk hk Mbhida road....
Wafunda ngaphi iSecondary...usuke nini eLobengula... ![[Confused]](images/icons/confused.gif)
|
|
Top
|
|
|
|
|
|
Shaya FM is currently OFF AIR. Sorry to disrupt your listening. Your favourite radio station will be back on air ASAP!
|
|
|
|
|
1
|
2
|
3
|
4
|
5
|
|
6
|
7
|
8
|
9
|
10
|
11
|
12
|
|
13
|
14
|
15
|
16
|
17
|
18
|
19
|
|
20
|
21
|
22
|
23
|
24
|
25
|
26
|
|
27
|
28
|
29
|
30
|
31
|
|
|
|
|