Enkundleni Ehloniphekayo,
Ngiyabingelela inkudla yonke kanye namaMembers. ngithanda ukwazi kumphakathi ohloniphekayo, kungani abantu besifazane bamanje abaqgoki amapitikoti kubangelwa yini? Ipitikoti layamakha isithunzi umuntu owesifazane.
Izingane zamanje ziqgoka izingubo ezibonisa imizimba yazo, bagqoka amabhulugwe aveza umnsese emuva kuthi kubonakale neziboya enzansi kwenkaba. njalo bafaka amacici emlonyeni, emakhaleni, olimini kanye nalapho ukungafanele.
Konakelephi bosisi nabobudi?
Akeniyihluze sizwe sakithi.
![[Embarrassed]](images/icons/blush.gif)