|
0 registered (),
9
Guests and
1
Spider online. |
|
Key:
Admin,
Global Mod,
Mod
|
|
|
#25972 - 05/25/06 03:00 AM
Re: Down the Memory Lane (Ngisakhumbula)
|
Ngqwele
   
Registered: 02/01/05
Posts: 165
Loc: Lobengula
|
Quote:
inkumane bandla liyayikhumbula na.
Yahh waze wangikhubuza inkumane ... siyithenga egedini lesikolo....
But that thing was dirty .. hey who cared at that time .... 
|
|
Top
|
|
|
|
#25975 - 05/26/06 03:21 AM
Re: Down the Memory Lane (Ngisakhumbula)
|
Ngqwele
   
Registered: 02/01/05
Posts: 165
Loc: Lobengula
|
|
|
Top
|
|
|
|
#35687 - 01/10/08 03:02 AM
Re: Down the Memory Lane (Ngisakhumbula)
[Re: zwide]
|
Sakhamuzi
Registered: 05/18/07
Posts: 70
Loc: uk
|
Guys lingixolele pliz.I think this is one of the best topics of this forum iyang`qeda everytime i visit it. These are real life experiences and for sure sivela khatshana bafowethu. Lisakhumbula sisahambisa otsheri eCentenary Park sitshone sigigqika elonini simumuzana,kuthule kuthe zwi kukhal`nyoni lamadada kuphela uthando lwakhona wawuluzwa ukuthi luyaphila hatshi kulezinsuku abantwana sebefuna lapho eziduma khona wayawaya.
|
|
Top
|
|
|
|
#35690 - 01/10/08 04:03 AM
Re: Down the Memory Lane (Ngisakhumbula)
[Re: Mnewethu]
|
Ngqwele
Registered: 06/09/07
Posts: 130
Loc: emaguswini
|
bangaki ababefika emaraaa, ePhumula east? othekwane ngiyabazi ngezibi ezilahliweyo.
_________________________
Koze kubenini, what will it take?
|
|
Top
|
|
|
|
#35691 - 01/10/08 04:10 AM
Re: Down the Memory Lane (Ngisakhumbula)
[Re: mninimuzi]
|
Ngqwele
Registered: 06/09/07
Posts: 130
Loc: emaguswini
|
Thina esasihlala eBhagdad [complex 5] yithi esasilibutho leUBA.l academic perfume [tear gas] yayiqala ngokujikelwa lapho.My knuckles are still bruised ngamapress up,lamehlo ami alokhu ehlengezela izinyembezi ngaleya ntuthu.Ngikhumbula iBosso ize iwine iBP cup.Sathi siphuma sathola amatshabi esegcwele emabhasini ngoba ayephume early iDembare idliwa.lsicathulo sakhala kwaze kwahawulisa,amatshabi ekhutshwa emabhasini. Gone are the days!! manje mninimuzi ungafika e-foyer yeBagdad izahlangabezwa ngumchemo omunye usehla ngama-steps
_________________________
Koze kubenini, what will it take?
|
|
Top
|
|
|
|
#35694 - 01/10/08 04:42 AM
Re: Down the Memory Lane (Ngisakhumbula)
[Re: vunguza]
|
Sakhamuzi
Registered: 05/18/07
Posts: 70
Loc: uk
|
Emaraa lathi sasifika sisuka khonale aMtshabingo. Ngiyakhumbula ivigoroni eyayisibalapho nxa imota lezana ezivela thatha izibi emaNda zingathela sasidobha phela sizesidobhe lama chewing gum alucezu olukhulu so angasikwanga sihambe sichutha mdala sihlafuna.
|
|
Top
|
|
|
|
#35727 - 01/12/08 01:01 AM
Re: Down the Memory Lane (Ngisakhumbula)
[Re: mninimuzi]
|
Mafikizolo
Registered: 07/27/07
Posts: 7
Loc: canada
|
[b]Ngangingathembi lokuthi ngingazala umuntu.Kwakukhala ingoma eyayisithi `hayi inkomo ingazala umuntu ngeke mina ngisagana` Thina sasiyizwa kungathi ithi`nxa uNkomo engazala umuntu loMgabe engazama` Gone are the good old days majimbos [/b]
manje tina sasisithi nxa inkomo ingazala umuntu lembuzi ingazama
|
|
Top
|
|
|
|
#35734 - 01/14/08 05:40 AM
Re: Down the Memory Lane (Ngisakhumbula)
[Re: NTSHONTSHO]
|
Mafikizolo
Registered: 01/03/08
Posts: 11
Loc: United States
|
Sengizengahitshwa ngihleka kangaka. Ungikhumbuza amajida ayesima phandle kwegedi elokishini, bedinga mina loba ngingabakhombanga. Inhloni zazingiphatha ngoba babengibheka ngisiya emagirosa ngisiyathenga i-fresh, lesinkwa es`shisayo sango-4. Ngile-16 iminyaka, ngangingasweli umalume owaye ngangiphelekezela ngisiya emagrosa. Kodwa ke, nxa ngangifika ng-khaya, ugogo wayesikhiyela igedi.
|
|
Top
|
|
|
|
#35735 - 01/14/08 05:42 AM
Re: Down the Memory Lane (Ngisakhumbula)
[Re: MaJamela]
|
Mafikizolo
Registered: 01/03/08
Posts: 11
Loc: United States
|
Nkazana, ngiyabakhumbula o-gumu, ayisibo ababegqokwa ngo-Lebo, kuBoom Shaka, sonke sagqoka konke lama-back pack? Omalume, besikhombisa e-town? I miss the days.
|
|
Top
|
|
|
|
#36128 - 02/15/08 02:39 AM
Re: Down the Memory Lane (Ngisakhumbula)
[Re: Ntombiyelanga]
|
Mafikizolo
Registered: 02/14/08
Posts: 42
Loc: emazweni njengabanye
|
Mina ngikhumbula ukukhonjwa lula ekhaya eLower Gwelo ngesikhathi sekhefu.Ngangikhethelwa izintombi ngabafowethu langabodadewethu ababehlala ekhaya.Kwakufitizelwana lokuphululana kube ludubo emihlanganweni yecawe/yezihonqo, kodwa kwakukuhle ngoba ngangikagangi njalo ngangithanda ubungani lokuba lolwazi lwempilo yemaphandleni. Ngimangazwa yikuthi ngizizwa ngikhanuka iphunga lalezontombi engangisoma lazo (lani liyazi emakhaya ukuthi kwakunjani iablution) njalo langephunga lezifuyo ezibayeni, kodwa ngangizonda ukunyathela ubudhokororo benkukhu egumeni nxa ngingafakanga isihlangu.Ah! heyi! ukuluphala kuyanyenya mthwakazi omuhle.
|
|
Top
|
|
|
|
#36135 - 02/15/08 12:55 PM
Re: Down the Memory Lane (Ngisakhumbula)
[Re: MTHWENTWEHLABA1]
|
Ndunankulu
Registered: 04/07/05
Posts: 656
Loc: Solongo Life
|
Amadzakudzaku, oSadza le nyama yehuku, ama dhizola, obhudi, lisakukhumbula na??
_________________________
Pope John Msupa
Isiquzi esingadli ntanga zamuntu
|
|
Top
|
|
|
|
#36136 - 02/15/08 01:32 PM
Re: Down the Memory Lane (Ngisakhumbula)
[Re: Msupatsila]
|
Mafikizolo
Registered: 02/06/08
Posts: 34
Loc: South Africa
|
Mina abafazi ispetshali ( especial ) o Miss esikolo babengenyanyisa ngokudla umuhlwa gh gh .
|
|
Top
|
|
|
|
|
|
Shaya FM is currently OFF AIR. Sorry to disrupt your listening. Your favourite radio station will be back on air ASAP!
|
|
|
|
|
1
|
2
|
3
|
4
|
5
|
|
6
|
7
|
8
|
9
|
10
|
11
|
12
|
|
13
|
14
|
15
|
16
|
17
|
18
|
19
|
|
20
|
21
|
22
|
23
|
24
|
25
|
26
|
|
27
|
28
|
29
|
30
|
31
|
|
|
|
|