|
0 registered (),
9
Guests and
1
Spider online. |
|
Key:
Admin,
Global Mod,
Mod
|
|
|
#27696 - 08/31/04 12:12 AM
User Titles
|
Nkosi
 
Registered: 05/14/04
Posts: 2123
Loc: Ayowa
|
Sibalukhulu! Umuntu vele ludubo selikwazi lani by now. Umnika isandla yena sefuna ingalo yonke. Ngiyayithanda kakhulu irecognition eliyinika laba abafana lami abalawula kakhulu lanxa nje beziwumanela. Pho ke lapha ngizibona sengifike kubanga lokuthi ngithiwe ngiyiNduna eNkundleni. Mhlawumbe lisungula i forum yenu alizange linakane ukuthi kungaba lowesintwana ongalawula njengami. Kuqondile. Pho njengoba sengifikile kulelo banga, kuqondile ukuthi lami ngithiwe "Nduna"? Angila phela ama lokhuzeni Ngidingelani ititle e gender sensitive hawu bantu! Mina I am a very proud Ndebele woman. I don't wantr to be mistaken for a man ngitsho lakancane. Ngilama suggestion lami Nandi, Ndlovukazi kumbe liphi lani elingalinakana okulokuhlonipha uMama phakathi. Ngiyabonga
|
|
Top
|
|
|
|
#27697 - 09/01/04 12:39 AM
Re: User Titles
|
Ndunankulu
Registered: 02/06/04
Posts: 653
Loc: Mtubatuba
|
Mabila Sothole! Sogodi Khanyile Mthiyane Mathamb' espokopoko
Mshana wami, awu nkosi yami! Wacela ukuba yindlovukazi noma uNandi, kepha izicukuthwane zesigungu zakupha isicoco sokuba yingane yentombazane yenkundla. Interesting indeed. From isikhulu to a daughter!
Methinks you're demoted!
uMntongenakudla kaNgogwane waKwaDlangezwa. uVeyane. Inkwali yenkosi. umcondo yegusha.
Inxangiphilile. KwaMtubatuba. KwelikaMthaniya.
|
|
Top
|
|
|
|
#27707 - 09/02/04 01:59 PM
Re: User Titles
|
Nduna
Registered: 08/20/01
Posts: 480
Loc: Leamington Spa
|
quote: Originally posted by Mabila: Sibalukhulu, uthe usuphelelwe na kumbe lokhe usazama?
Mind your language ![[Razz]](images/icons/tongue.gif)
|
|
Top
|
|
|
|
#27714 - 09/09/04 02:45 PM
Re: User Titles
|
Ndunankulu
Registered: 05/31/04
Posts: 642
Loc: United Kingdom
|
Mabila
Usuzabayi ndunakazi ke. Nxa leli gama lingekho eSintwini, lizabakhona ngoba ulimi luyakhula ngithi. Leli elithi Ndlovukazi ngiyalithanda.
|
|
Top
|
|
|
|
#27729 - 10/13/04 12:48 AM
Re: User Titles
|
Ndunankulu
Registered: 05/31/04
Posts: 642
Loc: United Kingdom
|
Ungasuka kuBabakazi uzaba yi Ndlovukazi Mabila. Iziphathamandla zingenza njengalokho okutshoyo, sizabalendawo lapho esizasukela khona. Sizalinda.
|
|
Top
|
|
|
|
#27733 - 10/21/04 02:16 PM
Re: User Titles
|
Ndunankulu
Registered: 05/31/04
Posts: 642
Loc: United Kingdom
|
Emagameni lapha nxa kuzaba le revision kuzamele kungene amanye amagama anjengo 'Mlisa', 'Sobhuku', 'twatfani' hk hk hk. Hayi leli elokucina lingama kumbe silithumele abetshabi.
|
|
Top
|
|
|
|
#27735 - 10/24/04 02:18 PM
Re: User Titles
|
Ngqwele
 
Registered: 04/03/06
Posts: 130
Loc: London
|
quote: Originally posted by Mabila: Phepha Sibalukhulu sengikuthwalise nzima. Asiqhubekeni sizama sizaze sikuthole. Okulenkani ngokunjani. I Nkosazana phela lokhe ingaphansi kweNduna! Asiqhubekezni sizama. Ngiyabonga kakhulu to see that you are responding posititively to my plight.
I think you will find that Inkosazana ngesintu is the goddess of rain. Ngilinganisele ngothingo (umchilo) weNkosazana (rainbow).
Ngakho lapha Mabila wawuphakanyisiwe okwamagama.
|
|
Top
|
|
|
|
#27737 - 10/25/04 04:19 PM
Re: User Titles
|
Nkosi
 
Registered: 05/11/04
Posts: 1298
Loc: Emkhathini
|
Mina ngibona angani igama elifanisa uGoddess linga thathwa kubi, ngabanye ngenxa yokholo lwabo. Induna, labo Sakhamuzi ngama gama aqondane lesintu sakithi, kodwa ngenxa yokuthi uGoddess akekho kithi, kunga cina kusenza abanye bazwe angathi, kulo Nkulunkulu we sifazane, njalo ibanga elinjalo litsho ukuthi lowo owethesiweyo, use ngango Mdali.
Ma singa sebenzisa amagama atholakala esintwini sethu, ngebanga elinga fikwelwa ngabantu, ngibona angani kungenza ubungcono ekuzwisiseni, lwekwamukeleni ibanga elinjalo.
Case handcuffed!
|
|
Top
|
|
|
|
#27739 - 10/26/04 06:40 PM
Re: User Titles
|
Ndunankulu
Registered: 05/31/04
Posts: 642
Loc: United Kingdom
|
Sibalukhulu
Hayi iyabongeka indaba yakho oza layo. Mmmm mina lami ngivumelana lo Dok lo Mabila. Ama Goddess kithi ayengekho, njalo njengoba u Kheneli Gavena Dok etshilo, kulenkolo ezinengi lapha ekhaya abanye ngeke baphatheke kahle.
Asilibeni sidinga nje sizaphuma laqondileyo athandwa nguzulu wonke.
|
|
Top
|
|
|
|
|
|
Shaya FM is currently OFF AIR. Sorry to disrupt your listening. Your favourite radio station will be back on air ASAP!
|
|
|
|
|
1
|
2
|
3
|
4
|
5
|
|
6
|
7
|
8
|
9
|
10
|
11
|
12
|
|
13
|
14
|
15
|
16
|
17
|
18
|
19
|
|
20
|
21
|
22
|
23
|
24
|
25
|
26
|
|
27
|
28
|
29
|
30
|
31
|
|
|
|
|