|
0 registered (),
9
Guests and
1
Spider online. |
|
Key:
Admin,
Global Mod,
Mod
|
|
|
#27832 - 12/07/04 03:02 PM
Re: InKundla Makeover
|
Ndunankulu
Registered: 08/02/02
Posts: 632
Loc: London
|
It is a very classy new format indeed, congratulations uSibalukhulu.
|
|
Top
|
|
|
|
#27834 - 12/07/04 10:31 PM
Re: InKundla Makeover
|
Ngqwele
Registered: 05/21/04
Posts: 116
Loc: Canada
|
Kuyabukeka Sibalukhulu. Kuyakhanya ukuthi lapha kudlalela abantu abavela lapho okugudulwa khona izindlu, hatshi leziyana ezifulelwa izitshakala zotshani zilengele phansi engazibona esitshabini........ --------------------------------------- Kwaze kwakuhle kwethu!
|
|
Top
|
|
|
|
#27837 - 12/08/04 10:39 PM
Re: InKundla Makeover
|
Sikhulu
Registered: 05/01/03
Posts: 225
Loc: emqansweni wakofambeki
|
Sibalukhulu lokhe elikwenzileyo lapha kuyabukeka kakhulu,liqubeke ngomsebenzi omuhle bakamthwakazi.
|
|
Top
|
|
|
|
#27838 - 12/08/04 10:39 PM
Re: InKundla Makeover
|
Sikhulu
Registered: 05/01/03
Posts: 225
Loc: emqansweni wakofambeki
|
*********lokhu************
|
|
Top
|
|
|
|
#27839 - 12/10/04 12:32 AM
Re: InKundla Makeover
|
Ndunankulu
Registered: 05/31/04
Posts: 642
Loc: United Kingdom
|
|
|
Top
|
|
|
|
#27841 - 12/11/04 07:57 AM
Re: InKundla Makeover
|
Ngqwele
Registered: 12/13/02
Posts: 106
Loc: Vietnam
|
|
|
Top
|
|
|
|
#27842 - 12/11/04 01:45 PM
Re: InKundla Makeover
|
Ngqwele
 
Registered: 04/03/06
Posts: 130
Loc: London
|
quote: Originally posted by Ncomanzi: Sibalukhulu Ukube nginodadewethu ngabe sengiyakuganisela,manje ngizelwe ngingedwa. yibambe njalo Sibalukhulu
Sizani bo. Umama wasekhaya usebuthe ezakhe wathutha. Uthe yena angeke ayimele indaba yokuthi ngi lale ngo 3 ngilokhe ngiphathekile nge webhusayithi yeNkundla.
|
|
Top
|
|
|
|
#27845 - 12/20/04 01:57 AM
Re: InKundla Makeover
|
Nkosi
 
Registered: 04/27/03
Posts: 1391
Loc: New York, New York, USA
|
Bafowethu. SIBALUKHULU, akusiqondise kwabo ka Nkosikazi. Sizaziqoqa ziphume isibaya zilandele ukuze aphenduke. Umele abekwazi ukuthi usesithenjini senkundla laye. Yena nguye omdala, hk hk hk, kabeke isibindi phansi, Inkundla ngumfaz' omncane, hk hk hk iseseyintandokazi. Aziphumeni majaha labo babakazi, siyebuya laye. Li Zwangendaba.
|
|
Top
|
|
|
|
#27847 - 12/22/04 01:18 PM
Re: InKundla Makeover
|
Ndunankulu
Registered: 05/31/04
Posts: 642
Loc: United Kingdom
|
Sibalukhulu
Into osekumele uyenze lapha ekhaya yikufaka ingotsha ibhode lomuzi. Ngeke umama ebaleke futhi.
|
|
Top
|
|
|
|
#27851 - 12/29/04 01:37 AM
Re: InKundla Makeover
|
Mafikizolo
Registered: 11/14/04
Posts: 10
Loc: SA
|
Sibalukhulu I think, what you needed to do yikuthi umama wasekhaya laye athole ithuba/access or a roll kuNkundla, freely and independently,ukwenzela ukuthi laye akhulume/athethe labanye omama/amanina akhona lapha eNkundleni. (with respect)So far you have been all alone kuNkundla without her getting invoved. Women always want their signatures to be put down nxa kusakhiwa umuzi (no offence). Nxa umama wasekhaya esecitha umuzi because of the reason you stated above, it's either, ucabanga ukuthi Inkundla ngeyamadoda wodwa, abafazi abavunyelwa. Or else usulala ngo-3 ngoba icansi alisaziwa koSibalukhulu, ngenxa yomsebenzi wakho owenzayo ebulenjini without her knowledge or Pay Slips brought forward. Xolani bo u Sibalukhulu akathukwa kodwa asimqondiseni, eyethu imizi izalandela ngenxa yeNkundla yona eyakha isizwe kanye lemizi. Ngizokuma lapha uSibalukhulu
|
|
Top
|
|
|
|
#27853 - 02/01/05 10:12 PM
Re: InKundla Makeover
|
Ndunankulu
Registered: 05/31/04
Posts: 642
Loc: United Kingdom
|
Ntshontsho
Kulomkhuhlane omutsha ofikileyo okuthiwa yi NKUNDLALITIS. Ngibona engathi usukubamba lawe. Ayelapheki ngaphandle kokuthi ufelwe yi computer, lakho ubalama withdrawal symptoms anzima angakwenza ungene esikweledeni usufuna enye i computer.
Usizo engingakuzamela lona yikuthi thelela umama laye umkhuhlane lo.
|
|
Top
|
|
|
|
#27855 - 02/02/05 06:58 PM
Re: InKundla Makeover
|
Ndunankulu
Registered: 05/31/04
Posts: 642
Loc: United Kingdom
|
Sibalukhulu
Ngithanda ukubonga ukwenelisa kwenu ukubelisi jabulisa ngo msakazo.
A very special thanks to the dj who compiled uhlelo lwalamuhla olwe Afro Jazz. Imini yonke ngitshone ngizitika indlebe nge jazz usikhethele yona. Ngikwethulela i beret nge selection yakho and sengizahlala ngithiye indlebe for uhlelo lolu.
|
|
Top
|
|
|
|
#27857 - 02/03/05 06:35 AM
Re: InKundla Makeover
|
Ndunankulu
Registered: 05/31/04
Posts: 642
Loc: United Kingdom
|
Bilaz
Isikhalazo sakho sizwakele mama. Izikhwicamfundo sesiziphe umlandu to risetshi ngawo lo mkhuhlane basiphawulele masinya imbangela yakhona. Sekubonakala engathi usufuna ukungena ku eperdemic status and classified ku WHO as, "a bacteria that destroys Tshabi-sporangayisis virus."
Ulinde iyaphuma i repoti yakhona masinya.
|
|
Top
|
|
|
|
#27859 - 02/04/05 12:48 AM
Re: InKundla Makeover
|
Sakhamuzi
Registered: 06/09/04
Posts: 87
Loc: south africa
|
Laze layibeka kamnandi bafo!! mina ungiphethe blind umkhuhlane weNkundlalitis. Lomsebenzi kangisawenzi kahle nxa ngingatholanga a generous dosage of Inkundla.
|
|
Top
|
|
|
|
#27861 - 02/05/05 03:56 PM
Re: InKundla Makeover
|
Ndunankulu
Registered: 05/31/04
Posts: 642
Loc: United Kingdom
|
izikhwica zithi zona they are on the verge of a break-through nge cutting edge research ye Nkundlalitis. Asikhangeleni isikhala lesi, bazasichathekela.
|
|
Top
|
|
|
|
#27866 - 03/31/05 08:03 PM
Re: InKundla Makeover
|
Ndunankulu
Registered: 05/31/04
Posts: 642
Loc: United Kingdom
|
Dabuka
hk hk hk mfanakithi, abemzini ondlebe zikhanya ilanga bathi 'umangoye wabulawa yi curiosity' Asiyitshiye injalo hk hk kumbe sidinge ama postori angama hackers ama computer.
|
|
Top
|
|
|
|
#27871 - 04/18/05 01:13 PM
Re: InKundla Makeover
|
Ngqwele
 
Registered: 04/03/06
Posts: 130
Loc: London
|
Dokotela, If you are talking about the forum, there is a link on the top left corner of every topic: UBBFriend: Email this page to someone!. You can change the name, suject as well as text. We trust people will be ethical when disguising names! The email will be received from "forum@ Inkundla.net". That should do the job. There is a similar facility for recommending Umsakazo. and an advert on Classified ads section. If you want a recommendation of the site in general, that is something we can look into. Ngiyethemba ukubana uyitholile impendulo. ![[wavey]](graemlins/wavey.gif)
|
|
Top
|
|
|
|
#27873 - 06/17/05 12:24 AM
Re: InKundla Makeover
|
Nduna
  
Registered: 08/05/03
Posts: 362
Loc: Emzini wezi-Nkonjane
|
|
|
Top
|
|
|
|
#27875 - 06/21/05 09:00 AM
Re: InKundla Makeover
|
Nkosi
 
Registered: 05/11/04
Posts: 1298
Loc: Emkhathini
|
Sibalukhulu
Lami ngifisa ukuku bonga kakhulu, ngomsebenzi owenzayo. Injabulo ayande emzini wakho, sikufisela amathamsanqa kuthi lapho ohamba khona ungakhubeki, iNkosi ikubhekele lasebusuku, abathakathi baswele amasango, kuthi usapho lwakho lube ngolubusisiweyo. Ingathi isiphala sakho singa tutuma ngokudla. Ngelinye ilanga kummele siwose inyama komthwakazi, ngikuthengele umhlanga wegwayi nxa ubhema, kumbe iMainstay.
Ngibonga konke okwenzayo, kodwa ngithanda iku gcizelela kulokhu.
(1) Umabonakude (2) IChatroom (3) Izaga la mazwi ahlakaniphileyo (4) Isidikidiki saso isigungu (IForamu) (5) umsakazo (loba nje ngingenelisi ukuthola amagagasi awo) (6) Indaba (Singathola ezesintu na? silakho na ukuthumela indaba zalapho esikhona?) (7) Ukucitsha imibhalo engaqondanga
Sicela ama khathuni Sibalukhulu, ngibona angathi bakhona abalolwazi loku dweba lapha enkundleni, abangathumela amaCartoon, sibe le cartoon gallery.
Sicela njalo i link yokuthi nxa uphakathi kuforum ulakho ukweqela kuChat, kumbe iNdaba ungazange uqhwande ikhasi lakuqala.
|
|
Top
|
|
|
|
#27878 - 06/22/05 11:07 AM
Re: InKundla Makeover
|
Nduna
Registered: 08/20/01
Posts: 480
Loc: Leamington Spa
|
quote: Originally posted by Mabila: Ngivumelana lawe Maqhame! U Sibalukhulu wenza umsebenzi omkhulu kakhulu ngama news clips la lama interview abo maWelishi. Ngiyazi ukuxoxa lo MaWelishi 30 mins kubelendleko. Uyayilwa nje impi sikubukele. Siyabonga Sibalukhulu. Isibongo sethu asibe ngama peni shuwa to keep the forum alive. Lakusasa shuwa eSibalukhulu !
I pledge 10 pound sterling.
|
|
Top
|
|
|
|
|
|
Shaya FM is currently OFF AIR. Sorry to disrupt your listening. Your favourite radio station will be back on air ASAP!
|
|
|
|
|
1
|
2
|
3
|
4
|
5
|
|
6
|
7
|
8
|
9
|
10
|
11
|
12
|
|
13
|
14
|
15
|
16
|
17
|
18
|
19
|
|
20
|
21
|
22
|
23
|
24
|
25
|
26
|
|
27
|
28
|
29
|
30
|
31
|
|
|
|
|