|
0 registered (),
9
Guests and
1
Spider online. |
|
Key:
Admin,
Global Mod,
Mod
|
|
|
#29230 - 11/12/05 09:17 PM
Inkonzo ezi-overseas.
|
Mafikizolo
Registered: 07/26/04
Posts: 18
Loc: bagdad
|
Ngithe ngingena kulesisigaba seforum ngadinga ukuthi umbuzo wami ungangena kuyiphi ipost ngasengibona ungafanele kwamanye yikho ngiqale le.Into ebengiyidingga yile: mina ngisengilandi, ekhaya ngakhulela enkonzweni ethiwa yi UCCSA. manje lapha engikhona angiyitholi ngingazi kumbe njalo ibizwa ngelinye igama ngoba abadala bebevame ukuthi yi-Landani.Okwalesisikhathi njengoba uyehova emunye ngilokuhamba enkonzweni ezitshiyeneyo kodwa bengingathanda ukwazi kwabaselizweni likakhwini ukuthi ngingayifumana na lenkonzo kumbe ibiseafrica kuphela nengoba igama layo lisitsho. Linganceda kakhulu zihlobo.
|
|
Top
|
|
|
|
#29233 - 11/17/05 12:32 AM
Re: Inkonzo ezi-overseas.
|
Sakhamuzi
Registered: 12/03/02
Posts: 66
Loc: kobhuleya
|
yini ungabuzi abafundisi bakho ekhaya kumbe uvule eyakho njengezayoni ze leicester isonto yisonto kuyafana nje ngoba lonke livalamehlo malikhuleka egameni lekhiwa ujes ![[Cool]](images/icons/cool.gif) u
|
|
Top
|
|
|
|
#29238 - 11/17/05 10:02 AM
Re: Inkonzo ezi-overseas.
|
Sakhamuzi
Registered: 12/03/02
Posts: 66
Loc: kobhuleya
|
leyo eka gilbert bayajola pela njalo nje kuthiwa kuzelwe umntwana noma usule 60 years uykuzalisa umfundisi ajike athi yizibusiso ,pela loQueen laye wake waya angazi noma wayesefunukwelamiselutshalisi bayanyake labamangongongo badlala ngemizimba yabantu
|
|
Top
|
|
|
|
#29240 - 11/18/05 12:32 AM
Re: Inkonzo ezi-overseas.
|
Mafikizolo
Registered: 07/26/04
Posts: 18
Loc: bagdad
|
ngiyabonga zihlobo ngizathi ukulungu-lunguza kuinternet. nxa ngiyiswele ngizangena yenale ichurch of england.
|
|
Top
|
|
|
|
#29242 - 12/13/05 06:28 AM
Re: Inkonzo ezi-overseas.
|
Sikhulu
Registered: 07/03/04
Posts: 229
Loc: Eguswini
|
|
|
Top
|
|
|
|
#29243 - 12/13/05 10:42 AM
Re: Inkonzo ezi-overseas.
|
Mafikizolo
Registered: 11/24/05
Posts: 2
Loc: South africa
|
See,
Lami ekhaya bengingena iUCCSA. Mina ke ngabalenhlanhla ngoba lapha eGoli ikhona iUCCSA. It's unlikey ukuthi ikhona eNgilandi iUCCSA njengoba uUCCSA emele- United Congregational Churches of Southern Africa. Ithiwa yiLandani kodwa i think ngeye Southern Africa kuphela.
|
|
Top
|
|
|
|
#29244 - 12/14/05 06:09 PM
Re: Inkonzo ezi-overseas.
|
Mafikizolo
Registered: 09/29/05
Posts: 7
Loc: Mthwakazi
|
See, Uxolo dade. Bakuhlinzela eziko abafowenu, ukhona. Kodwa wena ubuze ufuna uncedo. Qinisela ngalokho okukhethileyo, kodwa ukuhluzisise, ubeleqiniso lokuthi kuqondile.
Mina ngikhonza kwenye isonto edumileya e Zansi kwe Africa (Southern Africa), ikakhulu eMzansi. Sidingene amalunga ayo, sahlangana, savumelana ukukhonza njengalokhu ebesikwenza ekhaya, singaguqulanga lutho, noma sesiseNgilandi. Khathesi sesihlangana imihlobo yase Botswana, Lesotho, Namibia, South Africa, Swaziland, le Zimbabwe. Sizwile ukuthi bakhona abase D.R.C., Malawi, Mozambique, le Zambia. Siyabadinga ukuthi sihlangane labo. Maybe lawe ungenza njalo labanye bakho.
Akusizi ukuyakhonza lapho okwenziwa ongavumelani lakho.
|
|
Top
|
|
|
|
#29245 - 12/15/05 11:11 PM
Re: Inkonzo ezi-overseas.
|
Ngqwele
Registered: 12/03/05
Posts: 153
Loc: USA
|
-------------------------------------------------------------------------------- Akelingincede lapha badala, mhlawumbe ngizahlanhlatha ngitshiy'isporo, kodwa lizangixolela...kanti likubonanjani lapha ukuthi, heyi madoda lapha engikhona sengidinge ngaphel'impenda inkolo ezihambelani lengikhulele kizwo ekhaya, into engayejwayelayo libhaibhili kuphela zwii, okunye lokhu, kukhandwa khonalapho; nanku phela lengoma ngeziphongukhandwa nje kuthiwe azifundwe ku plakithizi zabo lezo, ekukhulekeni lapha maa ungabanjwanga ngu 'moya' bathi...haaa uyazivala umoya uyabaleka...phela mina angikwazi ukuthi ngikwenze kanjani. Lomfundisi wakhona uficana esebhizi kubi ekulandelela langendlini, layo yonki ndawo esiba seduze lawe, ngimangal'ukuthi kanti uyabeboneni, kwaba yimi abamangalayo mangingasathanga ngabuy'enkonzweni ngalolo suku...uzwe wonk'umuntu ebeuza..sakudinga last week kuthini kwakhona...ncedani badala sengidubekile. Phela mina ngiyathanda inkonzo kodwa indaba yokuthandezwelwa ukhahlanyezwa besithi kumele kuphum'umoya kuwe andiyizwisisi zihlobo. Kuyini kanti lokhu...akhe lingisize boo..phela m'na ngizacina ngiyitshiya, kodwa njengoba ngisitsho laa engikhona abensundu ngamangongongo wodwa, ende bathandaza ngendlela ezingajwayelekile...liyangizwa bandla?? bakithi ncedani... ![[Roll Eyes]](images/icons/rolleyes.gif)
|
|
Top
|
|
|
|
#29246 - 12/15/05 11:23 PM
Re: Inkonzo ezi-overseas.
|
Ngqwele
Registered: 12/03/05
Posts: 153
Loc: USA
|
ungalahleka ngeny'imini ufikeyo sisenkonzweni, ungakangeni uhl'uhlangabezwe yisi:
hriiiiiiiiiiiii! outshiiiii! outshiiii!! outshiiii! Rinarimashingaaaaaaaa...mmmmmmmmmmmmm (kuthini kwakhona, okunengi mani)
Phela omunye ngabamba amazw'akhe amalutsjwane, sengiwatsho ngolunyusuku, dibadiba lomuntu olwaziyo, kwakuyini khonalapho...nceee! futhi! kwakuyisi Spanish, lundoda ngowe Mexico...so-ke into yangiphambanis'ingqondo leyo. Kuyangiphinca kabi.
|
|
Top
|
|
|
|
|
|
Shaya FM is currently OFF AIR. Sorry to disrupt your listening. Your favourite radio station will be back on air ASAP!
|
|
|
|
|
1
|
2
|
3
|
4
|
5
|
|
6
|
7
|
8
|
9
|
10
|
11
|
12
|
|
13
|
14
|
15
|
16
|
17
|
18
|
19
|
|
20
|
21
|
22
|
23
|
24
|
25
|
26
|
|
27
|
28
|
29
|
30
|
31
|
|
|
|
|