|
0 registered (),
7
Guests and
2
Spiders online. |
|
Key:
Admin,
Global Mod,
Mod
|
|
|
#30522 - 12/21/05 04:07 PM
ngiyadinga bakhula bami????
|
Ngqwele
Registered: 02/10/04
Posts: 101
Loc: ENqameni
|
Bantwana benhlabathi bantwana beNjelele sizani....enga ukhona na ongabe ele collection ka Majee ?kule ngoma zakhe which were banned ekhaya ikakhulu elamagama athi "wakhal'uTshaka mhla efayo wathi lelizwe liyobuswa zinyoni"? kulenye njalo ethi"Abasela thando "lapho uyabe ebala ukuthi siyadubeka size siswele itshukula,kuphele isawudo kuze kuphele lebilebile emikulwini yethu...ziyakhuluma zelongoma...nxa ekhona olazo ngicela angazise..i'll pay what eva price for them....
|
|
Top
|
|
|
|
#30523 - 12/21/05 06:56 PM
Re: ngiyadinga bakhula bami????
|
Ngqwele
Registered: 12/03/05
Posts: 153
Loc: USA
|
Tholo
Ngiyakuzwa mfowethu...ukhalile mpela. hatshi mina ngangilawowonke amadlalde akh'uMajee, andazi e thrankini yami, ngizakuqazela, kodwa angithembisi okwamanje ngoba leyo thranki igcwel'imihlobo hlobo yamadlalade, kusukisela khonale kubo giramfoni, ngilakho. Phela lathi sasesisaba ngakho lokho okutshoyo, so-ke angisakwazi mhlawumbe asesekhona loba hayi..wenzile jahe'elidala ngokungikhumbuza.
Akenisize lundoda, uyakhala lapha bakwethu..ibhetshu alitsho lalutho ngowakini hk
|
|
Top
|
|
|
|
#30524 - 12/21/05 09:42 PM
Re: ngiyadinga bakhula bami????
|
Ngqwele
Registered: 02/10/04
Posts: 101
Loc: ENqameni
|
Yebo baba ngizwile akuqaze phela?thatha ithuba lakho angijahanga kakhulu...kanti manje uloluju phela manje singathintana njani???
|
|
Top
|
|
|
|
#30527 - 12/22/05 03:18 AM
Re: ngiyadinga bakhula bami????
|
Sikhulu
Registered: 05/01/03
Posts: 225
Loc: emqansweni wakofambeki
|
Zikuma albums aphi lenzo ngoma zakho tholo,mina ngilosono sami and ezodumo zikamajee the albums.Omunye obekhala ngo steve kekana i have the best of steve kekana on cd.Ngitshela nxa uyincwanya .
|
|
Top
|
|
|
|
#30528 - 12/22/05 04:46 AM
Re: ngiyadinga bakhula bami????
|
Ngqwele
Registered: 12/03/05
Posts: 153
Loc: USA
|
Hatshi malimaza no mkhize ozikhizayo madoda ngiyalibonga...nampa abantwana benhlabathi bakwethu, nanku siyancedana..hatshi ngiyalibongela ijaha u Tholo, sangathi lingakholis'umculo kodwa usikhumbule mfanekhaya mausuhlengezel'izinyembezi..hk hk
|
|
Top
|
|
|
|
#30531 - 12/22/05 08:23 PM
Re: ngiyadinga bakhula bami????
|
Sikhulu
Registered: 05/01/03
Posts: 225
Loc: emqansweni wakofambeki
|
Ingoma yamasololo owita ngayo yangisetha mfethu ngenye ikhisimusi ngagida kwenye iphathi enext door ngaze ngaxotshwa sengibamba ireverse yomfazi kamakhesto.Ngijume isidlalade le the best of soul brothers elile ngoma ezilandelayo ngikhetha lawe ziyakusetha dokotela.
Siyayidudula Usathane simehlule Akabongi Ukhaliswa yini Awusaxoli
Ngaze ngayikhumbula ichristmas bakwethu kwabulawayo enkomponi.
|
|
Top
|
|
|
|
#30532 - 12/23/05 02:02 PM
Re: ngiyadinga bakhula bami????
|
Ngqwele
Registered: 02/10/04
Posts: 101
Loc: ENqameni
|
]mkize baba ngingabonga baba uyabe usizile kakhulu kazi, lami ngise UK eduzane lawe, manje ngingakuthinta njani?
|
|
Top
|
|
|
|
#30533 - 12/23/05 02:05 PM
Re: ngiyadinga bakhula bami????
|
Ngqwele
Registered: 02/10/04
Posts: 101
Loc: ENqameni
|
malimaza nxa ungathola ialbum ethi the best of majee..not the recent one..lezo ozitshoyo lami ngilazo gaya thanx...ezinye am not sure ngama title azo ngazi certain tracks..
|
|
Top
|
|
|
|
#30534 - 12/23/05 02:07 PM
Re: ngiyadinga bakhula bami????
|
Ngqwele
Registered: 02/10/04
Posts: 101
Loc: ENqameni
|
DOK isololo ngilalo all most lonke baba ngithinta ngizakuthumela....kodwa engikayitholi ngentsha eyalonyaka??/
|
|
Top
|
|
|
|
#30535 - 12/23/05 04:06 PM
Re: ngiyadinga bakhula bami????
|
Sikhulu
Registered: 05/01/03
Posts: 225
Loc: emqansweni wakofambeki
|
Tholoman mina i the best of kamajayivana ngelengoma ezilandlayo. Amatitles engoma might not be the ones that r listed on the album sleeve lingixolele nxa ngiphambanise igama lengoma.
1)umoya wami 2)Mkhwenyana (ngakhonjwa empoez,emasabhabha,lasemaflethini 3)Mama ngivulele amathamsanqa omsebenzi 4)Kuleli lizwe ngakengacula 5)Esambeni sikamama kulenyoka ibululu 6)Stimela sasegoli 7)Leli lizwe alilamali 8)Ngikhonjwe likula lami ngedwa 9)Sayiwela ingulukudela 10)Khala ntandane yami 11)Yinyoni bani engelamathambo,ilidlalanjani ibhola ingelamathambo 12)Salanini zinini
(Detailed Discography) Released Title Label Country Format Samples Cat.No. £ 17 Jan 2005 EZILODUMO ZIKAMAJEE ZMC ZIMBABWE CD CDMUSI896 12.95 28 Mar 2001 ISONO SAMI ZMC ZIMBABWE CD CDMUSI873 12.95 28 Mar 2001 THE BEST OF LOVEMORE MAJAIVANA ZMC ZIMBABWE CD CDZMUSI845 12.95 Ialbum eliwita ngalo yiliphi kulawo akhona ngaphezulu lapha bafethu? Mina ngilama album womathathu angaphezulu lapha akhona amanye esingawaziyo yini? kumbe that r not mentioned above?
Nceda mfowethu tholo.
|
|
Top
|
|
|
|
#30537 - 01/05/06 07:55 PM
Re: ngiyadinga bakhula bami????
|
Mafikizolo
Registered: 05/30/04
Posts: 40
Loc: usa
|
hamba ku zimsite.com kumbe ku oneworld.co.za uzathola lowo mcula owulambeleyo
|
|
Top
|
|
|
|
|
|
Shaya FM is currently OFF AIR. Sorry to disrupt your listening. Your favourite radio station will be back on air ASAP!
|
|
|
|
|
1
|
2
|
3
|
4
|
5
|
|
6
|
7
|
8
|
9
|
10
|
11
|
12
|
|
13
|
14
|
15
|
16
|
17
|
18
|
19
|
|
20
|
21
|
22
|
23
|
24
|
25
|
26
|
|
27
|
28
|
29
|
30
|
31
|
|
|
|
|