|
0 registered (),
7
Guests and
2
Spiders online. |
|
Key:
Admin,
Global Mod,
Mod
|
|
|
#30550 - 01/29/06 03:09 PM
Siyabonga Abasakazi oD.Jaaaaaaaay.
|
Ndunankulu
  
Registered: 11/21/05
Posts: 677
Loc: Emlindini Wesambane
|
Mahlabezulu ngokukholisa engikwenza emsakazweni weShaya,ngithe kasikesenze isihloko esiqondane labasakazi bethu.We just wanna to show our appreciation to these wonderfully gifted people who have sacrifised a lot in thier everyday lives just to make us happy,This is certainly the greatest job you can ever do,this world is too stressful,Ngempela bayatshisa sibili emsakazweni.
It is unfortunate that some people do not appretiate this great job,so i have noticed ukuthi abanye abantu basuke bakhube abasakazi ngabomo by making very offensive comments phakathi komphakathi,kodwa nxa kuyikuthi umuntu ufunuqondisa kumele asebenzise iprivate messeging,siyacela ukuthi sibaphathe kahle labantu abaqakatheke kangaka.
D.J BongZa-kaNgwenya siyabonga mfowethu,uliqhawe lethu,qhubeka ungadinwa baba,silawe 24/7,uyafundisa uphinde ududuze,uphinde uqinise isizwe sikaMthwakazi.Siyabonga DEE-JAAAAAAAAAAY
D.J Fireman-Qhawe lesizwe siyadumisa,woza lawo umdumo wamakhosi,ezebutho phela,Siyabonga
Thulani kaNkala-Olla Seven baba,uyasisetha baba,woza lazo mfo siyabonga Malumami.
D.J Mthoko-Kwaito connection,uyajabulisa ontanga mfowethu,siyayilahla imilenze hk hk Siyabonga
D.J Noxie-SiyaGROOVERRRRRRRRR,wenu phambili,uyaROCKA kuze kuyovalwa,wena owenza intandokazulu,uyabasetha obhudi bakhala langevoice yakho hk,Siyabonga mtakababa.
Shaya F.M Ngekhaya 4 Life
|
|
Top
|
|
|
|
#30556 - 01/30/06 09:23 PM
Re: Siyabonga Abasakazi oD.Jaaaaaaaay.
|
Mafikizolo
Registered: 07/16/05
Posts: 23
Loc: INDIANA.USA
|
mina angilawo amagama amaningi,kodwa ngithi bigup kunina nonke bo Dj be Shaya FM.you all make life easier for us especialy here in exile. Dankie DJ BongZ,Fireman,Noxolo,Thulani Nkala and kubo bonke abantu who made it possible for us to chat and share our views in our own language,who ever thought this was possible 10yrs ago? ****SIYABONGA BAFOWETHU NABO DADE,OUT OF MANY WE ARE ONE & DESTINY MUST MANIFEST****
|
|
Top
|
|
|
|
#30558 - 01/31/06 11:53 AM
Re: Siyabonga Abasakazi oD.Jaaaaaaaay.
|
Sakhamuzi
Registered: 12/21/05
Posts: 56
Loc: united kingdom
|
Loba ngingabazi bonke odj abasemsakazweni wethu kondwa ngithi Siyabonga kakhulu, Thank yo very much, Danki -ngomsebenzi wenu eliwenzayo kuShaya fm banewethu labodadewethu, liyenza impilo ibe lula.Phambili ngomsebenzi omuhle
|
|
Top
|
|
|
|
#30560 - 01/31/06 09:39 PM
Re: Siyabonga Abasakazi oD.Jaaaaaaaay.
|
Mafikizolo
Registered: 07/16/05
Posts: 23
Loc: INDIANA.USA
|
Magagi,
ngiyaxolisa kakhulu,kusukela manje sengizakulinda emsakazweni ngolwesihlanu.Ungakhohlwa ukuthi,out of many,uyindlovukazi...nkwali yenkosi..gawulasigwe..makhwelintaba..mntane'nkosi..ungenaba'kudedele,inkwali yenkosi'oqobo.Sengizokulalela dade''''
|
|
Top
|
|
|
|
#30563 - 02/01/06 09:10 PM
Re: Siyabonga Abasakazi oD.Jaaaaaaaay.
|
Ndunankulu
  
Registered: 11/21/05
Posts: 677
Loc: Emlindini Wesambane
|
Sibambamahawu quote: Kuyajabulisa ukubona umsakazo ukhula, yazi ukhula siwubhekile. Siyabonga kakhulu kubo bonke abalaleli abahle bakaMthwakazi. Singaba yini ngaphandle kwenu kodwa. uMthwakazi uyaziwa ngakho ukuzimisela nokwenza ngokucophelela nangokukhulu ukuzikhandla. Ngiyethemba usazo khula njalo kube nabanye oDJ futhi, abazosinikeza inhlelo ezehlukile. Mina ngithi awukhule undlondlobale umsakazo wesizwe sikaMthwakazi. USHAYA FM ufuna nokaSenzangakhona umntwana, ngoba phela wona awushayeki.
Siyabonga qhawe lesizwe sikaMthwakazi ngalumsakazo wethu,lapho esizwakhona ingoma zakithi njalo senelise ukuxoxa ngesintu sakithi,uMthwakazi kumele azimele yedwa,abe nazo zonke nje izinto,by so doing siyabe sesiqalise ukubumba elikaMthwakazi,siyathanda umsakazo njalo sizama ngadlela zonke ukuthi sincedise ukuthi lumsakazo uphumelele.Mina ngizabe ngincedisa abasakazi ngimculo,ngizabe ngibadingela eminye abangelayo.Isifiso sami yikuthi we must advertise umsakazo kabanzi sibili ngoba ngike ngadingisisa ngabonukuthi kulabantu abanengi abawaziyo lumsakazo kodwa bengabakithi,bacina sebesiya ebutshabi msakazo befuna something to remind them of home,Lets advertise our radio.
Siyabonga nduna yami. ![[clap]](graemlins/yelclap.gif)
|
|
Top
|
|
|
|
#30564 - 02/06/06 06:14 PM
Re: Siyabonga Abasakazi oD.Jaaaaaaaay.
|
Mafikizolo
Registered: 07/26/04
Posts: 18
Loc: bagdad
|
kuhle kuyajabulisa lokhu okwenzakalayo both kunkundla chat lakutshaya fm. isithukuthezi du kimi lezi insuku ngoba ngimane ngicofe okuyicomputer kwami besengiyajabula lomthwakazi. Lesikhathi awu siyagijima uma okaNgwenya laboNoxolo bezirocka. Ngithi phambili ngomsebenzi omuhle. Sengathi inkosi ingaliphathisa lani lonke eliwulalelayo lu-music, we need to support our deejays ukuze baqhubeke ngomsebenzi wabo omuhle. Siyabonga!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!
|
|
Top
|
|
|
|
#30569 - 05/30/06 08:37 AM
Re: Siyabonga Abasakazi oD.Jaaaaaaaay.
|
Nkosi
 
Registered: 05/11/04
Posts: 1298
Loc: Emkhathini
|
Ngizathanda ukubonga abasakazi bonke be Shaya FM, ngomsebsenzi omuhle kakhulu elisenzela wona. Ngizathanda njalo uku bonga uSibalukhulu ngoku xhuma Inkundla kumagagasi omsakazo. Ngithi kuwe Sibalukhulu, mpilwende baba! ingathi lapho ohamba khona ungakhubeki, kodwa udobhe igeje. Ngikufisela ithamsanqa. Ngibonga njalo abaqali labasekeli balesi sahluko ngokukhuthaza langokupha madlabuzane kubasakazi bethu. Ngelinye ilanga siza hamba sonke ngilithengele ama hothi.
|
|
Top
|
|
|
|
#30571 - 06/05/06 06:00 PM
Re: Siyabonga Abasakazi oD.Jaaaaaaaay.
|
Sakhamuzi
Registered: 12/21/05
Posts: 56
Loc: united kingdom
|
DJ Mthoko siyabonga ngengoma zokholo osethulela zona ngesonto, muhle kakhulu lomsebenzi ingani Nkosi ingakubusisa uqhubeke ngawo.
Siyabonga.
|
|
Top
|
|
|
|
|
|
Shaya FM is currently OFF AIR. Sorry to disrupt your listening. Your favourite radio station will be back on air ASAP!
|
|
|
|
|
1
|
2
|
3
|
4
|
5
|
|
6
|
7
|
8
|
9
|
10
|
11
|
12
|
|
13
|
14
|
15
|
16
|
17
|
18
|
19
|
|
20
|
21
|
22
|
23
|
24
|
25
|
26
|
|
27
|
28
|
29
|
30
|
31
|
|
|
|
|