THIS FORUM HAS NOW MOVED TO WWW.INKUNDLA.COM/FORUM.
Links

Inkundla Recent Posts
Who's Online
0 registered (), 7 Guests and 2 Spiders online.
Key: Admin, Global Mod, Mod
Newest Members
Ngwako, flamz, kyotik, nyawana, Manqotshana
2964 Registered Users
Page 1 of 2 1 2 >
Topic Options
Rate This Topic
#31041 - 05/02/06 07:36 PM Ukushela intombi ngesiNdebele
Makhelwana Offline
Ngqwele

Registered: 01/11/06
Posts: 156
Loc: Ebunandini
Kusobala ukuba uMthwakazi uyazibutha kulamalanga, abantu bayahlangana bazane isizwe siyanda kuhle lokhu.
Kodwa njengoba kumgceke ukuba lapha okudibene khona amajaha lezintombi kuvele khona kuyimvelo ukuphoselana amagama amnandi.
Akesikhulumeni ngalokhu abakubiza ama |'chat up lines' ngesiNgisi thina esithi yikukhombisa.
Ukuze ijaha lizibambe entombini liyabe litheni? lani zintombi tshonini ukuba okulithinta khonangale lize livume yikuphi?
Bafethu akusela ntombi zakoMthwakazi ezizaphinda ziyekwendele edotini ...azitsho!
Mina ngikhumbula ngibona omunye usisi owayemuhle okwelanga liphuma, ngazisondeza kuye kancane ngambingelela hatshi wavuma...ngathi ukucwayiza kancane wahleka..ngabe ngithi kuye "igama ungubani dade", wang'tshela konke lesibongo.
Ngabe ngisithi kuye "malutshwane amatsiyane afana lawe", wethuka wathi "ung'biza itsiyane mina",....ngasmayila kancane ngathi "ye! ngoba ngendlela omuhle ngakhona angiboni ukuba wena wazalwa ngumfazi,...sengathi kwathatha isikhathi ufukamelwe eqandeni dali", ngathi kuye "wena walolongwa njengegolide liphuma emgodini".

Alizangelibone ismayili sikadade bafethu.....ngabubona bonke, ubuhle bentombi engangingakaze ngihlangane labo, ngahle ngapatreka.


Edited by Makhelwana (05/02/06 07:48 PM)
_________________________
The basic tenet of black consciousness is that the black man must reject all value systems that seek to make him a foreigner in the country of his birth and reduce his basic human dignity.

Top
#31042 - 05/02/06 07:50 PM Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
Nomangqika Offline
Ntandokazi
***

Registered: 11/11/05
Posts: 416
Loc: lupane
ha ha ha ngaze ngahleka shame ha ha asazi hk hk
_________________________
Its better to lose a lover than to love a loser. Friends are like shoes. Some are loose and some tight and some fit just right. They help u as u walk.

Top
#31043 - 05/03/06 12:51 AM Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
MaGae Offline
Sikhulu
*****

Registered: 11/01/05
Posts: 291
Loc: ngungumbane
kariiiiiii NOXOLO wahleka nje kumele uphendule hk hk uleziga hayikhona hk hk
kodwa kuyahlekisa lokhu okubhalwe ngujaha lo ha ha ha angikusoli madade ngizaqala ngibone ukuthi abanye bathini then i will phendula lami
_________________________
//http//:www.GAGIOMHLE ongafuniyo kayekele phela akufoswa muntu. its as simple as that bafethu!!!!!!!!@inkundla.net

Top
#31044 - 05/03/06 07:26 AM Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
mathimula Offline
Ngqwele

Registered: 04/28/03
Posts: 132
Loc: canada
Hatshi ubonike wahle wamlahla phansi nge statement wahle wagcwala waya waya. Kodwa awuzange umtshele futhi ukuthi wena ulemali enengi blind ukuze abone ukuthi wena u blind .

Top
#31045 - 05/03/06 12:08 PM Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
Sgero Offline
Ndunankulu

Registered: 05/31/04
Posts: 642
Loc: United Kingdom
Sabona dade. Yazi ngithe ngikubona ngihle ngabona umuzi, indlubu, abantwana, lamajodo. Inhliziyo yami sengiyikhuphe kimi ngayipha wena, nguwe usuzangiphefumulela. Ngikuthandile mntanabantu.

Ungabona esala lapha, uziwisele phansi ungathi usufeyinta.
_________________________
Ingotsha enhle iyawubiyela umuzi

Top
#31046 - 05/03/06 12:19 PM Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
Golide8 Offline
Sakhamuzi

Registered: 12/02/05
Posts: 75
Loc: madlambudzi
Baya kuhleka ungatsho njalo. Isindebele asikho romantic. Yilanguage elesithunzi efuna nxa kuhluzwa indaba ezinzima. Nxa ukhuza umtwana ngesindebele kahle kahle kuyangena kulanxa umkhuza ngesi khiwa.

Ngcono sivele siqhubeke sisebenzisa isikhiwa ekukhombiseni. Kumbe siphonguthi singaya yini e blackpool ku beach. Ngoba ungaqala ukuthi dudu ntombi gegela gege zalabantu ziya ebantwini. Akukho ntombi yagana inyamazana. ungaba yinhlekisa esigabeni.

Top
#31047 - 05/03/06 12:51 PM Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
MaGae Offline
Sikhulu
*****

Registered: 11/01/05
Posts: 291
Loc: ngungumbane
Sgero waze wangihlekisa hayikhona mani ha ha uGolide8 uqinisile asindebele asikho romantic nxa ukhombisa inkazana so isilungu sisharpesttt nje umtshelele ama luving and thanding umadade he he ngiyakutshela uzabona esephongubobotheka nje okungapheliyo hk hk
_________________________
//http//:www.GAGIOMHLE ongafuniyo kayekele phela akufoswa muntu. its as simple as that bafethu!!!!!!!!@inkundla.net

Top
#31048 - 05/03/06 01:08 PM Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
Skuvethe Offline
Nduna

Registered: 10/23/03
Posts: 406
Loc: I've never been to Heaven
Uyazi mnu Golide waze wangikhumbuza ingoma ka Majee ethiwa "Golide" and lapho uMajee ehlabela ethi ' ngingu golide mina, umfana ogezayo, ngingu golide umfan' otshenayo(swenkayo)'

Ingabe ingam' wisa inhliziyo udade le line ka Majee na?
_________________________
Impi iyoz'ilwe nini? Yithi umgoqo ovimb'esangweni!

Top
#31049 - 05/03/06 02:13 PM Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
Makhelwana Offline
Ngqwele

Registered: 01/11/06
Posts: 156
Loc: Ebunandini
Golide jeki ngiyala isiNdebele yiboza nxa usudibane lentombi zakwethu unless nxa ugijimisa amashoshobisa hk hk hk, lalo isalad nxa ulibekele kuhle istatement njengo Sgero liyagcwala lichitheke wethu.

Yiphi intombi yakoMthwakazi engayangeka uyibiza, is'momondiya, is'khukhukazi samampela ulondi wakho.

Nxa uyi Awuthi menze ahleke uDali kwaze kwatsho enye intombi yesingisi yathi "I like a guy who makes me laugh, coz when I laugh I pee myself"....lina! leyo pee liyayazi?

eg. (Ijaha) "Sorry Sisi bengicela ukubuza".
(Intombi) Ubuzani?
(Ijaha) Ngaze ngajabula ukuhlangana lo Miss Mthwakazi colleges 2006?
(Intombi) Sorry bhudi ayisimi.
(Ijaha) Kutshu kuthi amajudge yiziphofu bekela kuwinisa umuntu onjengawe.
(Intombi) ha ha ha!,lawe.
(Ijaha) Ikhona indawo oyaziyo engingakuthengela khona ice-cream dali sengizengijuluka!ngilokhu ngibukele ubuhle bakho.
(Intombi)woh ye kungale duze le Trade feya.
(Ijaha) Ngena mntaneNkosi imota yakhona ukungcola angithi yibumpohlo lobu engiyibona intombi zakithi azisafuni kuvelelwa.

(Intombi) Thanks
(Ijaha) Sorry uyazi mina igama nguThando though abangan'bam banbiza "LOVE"
(intombi) mina nguZodwa.
(Ijaha) Uyazini Dali, nga wena uyingoma nga uyileya ekaRingo.
(Intombi)Yiphi
(Ijaha) uSondela
(Intombi) Ah ah Lina!

Sitshayile bafethu.


Edited by Makhelwana (05/03/06 02:50 PM)
_________________________
The basic tenet of black consciousness is that the black man must reject all value systems that seek to make him a foreigner in the country of his birth and reduce his basic human dignity.

Top
#31050 - 05/03/06 02:21 PM Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
MaJamela Offline
Ngqwele
*****

Registered: 10/04/05
Posts: 145
Loc: Emaguswini
hk hk Sgero, nxa usubala amajodo lendlubu lomuzi, hayi isimayili singahle siphele shame!!!! Ngiyabe sengizibona sengiqhiyile, sengivela emasimini, umdlopha lawo khonapho!!!
_________________________
I'm not African, I'm from Bulawayo. Learn the difference!

Top
#31051 - 05/03/06 02:33 PM Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
MaJamela Offline
Ngqwele
*****

Registered: 10/04/05
Posts: 145
Loc: Emaguswini
Lapho Makhelwana uyabe usuyitshaye ngqwa ekhanda!
_________________________
I'm not African, I'm from Bulawayo. Learn the difference!

Top
#31052 - 05/03/06 05:19 PM Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
Zwangendaba Offline
Nkosi
***

Registered: 04/27/03
Posts: 1391
Loc: New York, New York, USA
Bafowethu.

Haaaaahhhh uyakwazi MAKHELWANE ukushela ngesintu sibili. Uyabulala.

Li Zwangendaba.

Top
#31053 - 05/03/06 05:27 PM Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
Nomangqika Offline
Ntandokazi
***

Registered: 11/11/05
Posts: 416
Loc: lupane
makhelwane lo sgero ha ha ha lina so shame kunini ngacina ukuzwa amazwi lawa awesintu ha ha ha lingasikhumbuzi ebutsheni bethu ha ha sisakhonjiswa lathi asazi hayi ke liblind bantu benkosi kumnandi ukuba ngumthwakazi ha ha
_________________________
Its better to lose a lover than to love a loser. Friends are like shoes. Some are loose and some tight and some fit just right. They help u as u walk.

Top
#31054 - 05/03/06 06:36 PM Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
Dokotela Offline
Nkosi
***

Registered: 05/11/04
Posts: 1298
Loc: Emkhathini
Romantiki. Sgero ubulele mfo. Isindebele siRomantiki okummangalisayo. Mina vele kusukela ngilijahana elifishane, ngangi shela ngesindebele - ngaphande kuka mRwandese, engagcina ngimlahla ngeminyaka edlule.

Ngihle ngithi, "Wee ntombazana, ngingajabula wena lami singenza isenzo esiza hlanganisa imihluzi yomzimba, sisipha njalo ubunandi obuphakeme obu hlasimukisa umzimba?"

Uxolo sengithatheka, rather ngiyathi "Wee ntombazana kungaba njani wena lami singaba njengama juba amabili athandanayo, siphilisane, sibe moyamunye? Ngiyakuthanda Ntombazana"

Top
#31055 - 05/03/06 07:19 PM Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
Nkosazana Offline
Mafikizolo

Registered: 11/16/05
Posts: 20
Loc: U.K.
A, vele besengikwesaba sibili Dokotela, sengibona lentombi isivele isifulathele isibaleka...hatshi ke, eyesibili i 'line' yakhona yebo, iyabobotheka sibili intombi hk hk hk

Top
#31056 - 05/03/06 07:29 PM Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
Nkosazana Offline
Mafikizolo

Registered: 11/16/05
Posts: 20
Loc: U.K.
Liyazama sibili majaha akwaMthwakazi ukushela intombi zenu ngesiNdebele...thina osisi okwethu yikuhleka ngenhliziyo, sithabela ukuthi at least we don't have that 'headache' of chatting anyone up...that is, unless ungulowana usisi wesimanje-manje kakhulu

Top
#31057 - 05/03/06 08:04 PM Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
MaGae Offline
Sikhulu
*****

Registered: 11/01/05
Posts: 291
Loc: ngungumbane
Quote:

Golide jeki ngiyala isiNdebele yiboza nxa usudibane lentombi zakwethu unless nxa ugijimisa amashoshobisa hk hk hk, lalo isalad nxa ulibekele kuhle istatement njengo Sgero liyagcwala lichitheke wethu.

Yiphi intombi yakoMthwakazi engayangeka uyibiza, is'momondiya, is'khukhukazi samampela ulondi wakho.

Nxa uyi Awuthi menze ahleke uDali kwaze kwatsho enye intombi yesingisi yathi "I like a guy who makes me laugh, coz when I laugh I pee myself"....lina! leyo pee liyayazi?

eg. (Ijaha) "Sorry Sisi bengicela ukubuza".
(Intombi) Ubuzani?
(Ijaha) Ngaze ngajabula ukuhlangana lo Miss Mthwakazi colleges 2006?
(Intombi) Sorry bhudi ayisimi.
(Ijaha) Kutshu kuthi amajudge yiziphofu bekela kuwinisa umuntu onjengawe.
(Intombi) ha ha ha!,lawe.
(Ijaha) Ikhona indawo oyaziyo engingakuthengela khona ice-cream dali sengizengijuluka!ngilokhu ngibukele ubuhle bakho.
(Intombi)woh ye kungale duze le Trade feya.
(Ijaha) Ngena mntaneNkosi imota yakhona ukungcola angithi yibumpohlo lobu engiyibona intombi zakithi azisafuni kuvelelwa.

(Intombi) Thanks
(Ijaha) Sorry uyazi mina igama nguThando though abangan'bam banbiza "LOVE"
(intombi) mina nguZodwa.
(Ijaha) Uyazini Dali, nga wena uyingoma nga uyileya ekaRingo.
(Intombi)Yiphi
(Ijaha) uSondela
(Intombi) Ah ah Lina!

Sitshayile bafethu.




he he he he ngaz ngalavuka ke bantu ah futhi nyanisi hayikhona mani hk hk
_________________________
//http//:www.GAGIOMHLE ongafuniyo kayekele phela akufoswa muntu. its as simple as that bafethu!!!!!!!!@inkundla.net

Top
#31058 - 05/03/06 08:24 PM Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
MBIZO Offline
Sakhamuzi

Registered: 05/12/04
Posts: 87
Loc: Canada
Manje mina ngovela ngithi ngoludala ,

"Dudlu ntombazana ,ongela bhasikiti uyangena emarket longela nkomo uyayidlinyama .... zalabantu ziyebantu , ayikho eyagana isambane mtakwethu .........."

khonapho ngiyabe ngigiya ngiseqa ngitshayaphansi ngenduku ngigabaza .

ngilizwina elincanyana nje uzamuzwa athi "ngenzenike mtakwethu"

hk hk .
_________________________
UBB

Top
#31059 - 05/03/06 08:27 PM Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
Nomangqika Offline
Ntandokazi
***

Registered: 11/11/05
Posts: 416
Loc: lupane
ha ha ha suqalisile ezakho lemihluzi yomzimba ha ha asazi khona ikhona into enjengaleyo yokuthi umoya munye ha ha ubuphoxo ndoda asazi ha ha manje wawukhuluma njani lowaseRwanda ngayo imihluzi ha ha
_________________________
Its better to lose a lover than to love a loser. Friends are like shoes. Some are loose and some tight and some fit just right. They help u as u walk.

Top
#31060 - 05/06/06 06:23 AM Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
Zwangendaba Offline
Nkosi
***

Registered: 04/27/03
Posts: 1391
Loc: New York, New York, USA
Bafowethu.

Khona ODADE kuyini abafuna sikutsho ukuthi inhliziyo zincibilike???

Mina ngingahle ngithi:

Uyazi kangikaze ngibone intwana efana lawe.
Konje ugeza kusiphi isiziba umuhle kangaka???
Ukuthi ngiyakuthanda YIKUSILELA KWAMAZWI.
Uliluba wena lesigcebe esikhazimulayo.
Ukhanyisa amaphupho ami okwe Nyanga ikhanyisa ubusuku.
Uphephetha inhliziyo yami okomoya uphephetha umkhathi.
Nxa ungangithanda uyabe ungendlalele umqamelo weMpala.

Li Zwangendaba.

Top
#31061 - 05/06/06 12:46 PM Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
Dabukamhlaba Offline
Nduna
*****

Registered: 04/30/04
Posts: 372
Loc: RSA
haa haaa wena makhelwana uyahlekisa sibili.phela ungazama ukushela njalo uyacina uhleka lawe ukuthi kanti lapha sengisithini.
umntwanenkosi uyahleka uze uyangeke.
kodwa ezakho makhelwana.
_________________________
'tjozanazana tjonanayila tjondikumbudza kanyi'

Top
#31062 - 05/07/06 01:25 AM Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
Khehla Offline
Mafikizolo

Registered: 05/01/06
Posts: 12
Loc: Ko- Godlwayo
Kulo munye ujaha engake ngamuzwa ehwatsha umtshoko kwelinye ilanga , ngimele ibhasi ngizivelela eManda .Waqamuka ujaha ekhefuzela esilanda isiphalaphala sentombi wafika wathi " Ngizwe kuthiwa kudala ungifuna " hawu amangale losisi athi 'Mina ,mhlawumbe wenze iphutha bhudi ngoba angikwazi lokukwazi " athi lojaha nxa ephendula "Hayi dade mina yimi lo abamuthi ngu Mr Right " Wabobotheka lodade hawu kwahle kwaqala ingxoxo ngiyathemba wakhonjwa lowa jaha ngenxa yokuthi yathi ifika lebhasi ngabona sebehleli bonke kuzwakala ubu hi hi intombi ihleka ,
_________________________
No goal is too high lf we climb with care and confidence !!!!

Top
#31063 - 05/07/06 07:26 PM Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
Mabila Offline
Nkosi
***

Registered: 05/14/04
Posts: 2123
Loc: Ayowa
Makhelwane uqale indaba emnandi okwamagama lapha njalo elakho kakhulu ukwakha isizwe hk hk hk

Fundisanani sibili bafowabo ngoba esesikubone phandle lapha kuyesabeka. Abanye ngabakuwisela embundwini wembambayila bengatshongo lelilodwa,uvuke mtanabantu usungothintitha utshani esiphundu usulesithuli

Abanye ngabavalela elojeni elifulelwe ngamazenge aginqe afe umtanabantu ngoba entshontshe lawo makhiye ngapha esehluleka lokukhipha lona elilodwa ilizwi hk hk

Abanye njalo kuthiwa "Sisi akung'khombe" Ungathi wena sengingukhombile besekuthiwa "Manje ngizakubona nini?" hk hk Lilonke kodwa sekubuza ukuthi uzakubona nini??

Omunye laye "Sisi akungikhombe phela" ubusuphendula wena "Hatshi bhudi angikwazi" besekuthiwa "Hamba vele umisa inyawo ezigobileyo" hk hk hk

Ukhwelo labo psssssssssssssssssssssssss angani sizinyoni hk hk Agh esikubona phandle lapha hk hk

Kufuneka ifund yemfundiso le shuwa hk hk
_________________________
Ask not what Mthwakazi can do for you. Ask what you can do for Mthwakazi.
It is not my responsibility to finish the work, but I have to start it!

Top
#31064 - 05/13/06 02:43 PM Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
Bhudaza Offline
Ndunankulu
*****

Registered: 11/09/02
Posts: 584
Loc: Byo, Mthwakazi
Akelisize bakwethu.

Nxa ngifuna ukuthi "Can I come and tuck you in?" kumbe ukuthi "I will come and tuck you in later!" ngingakubeka kanjani ngolwini lwamakhosi?

_________________________
On your way up, be good to those you meet. You could meet the same people on your way down!

Top
#31065 - 05/14/06 06:58 AM Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
Zwangendaba Offline
Nkosi
***

Registered: 04/27/03
Posts: 1391
Loc: New York, New York, USA
Bafowethu.

1. "Can I come and tuck you in?" Ngingazokuthandela na hk hk hk nkgh.

2. "I will come and tuck you in later!" Ngizazokuthandela ngezikhathi. Hk hk hk hk hk hk nkngh.

Li Zwangendaba

Top
#31066 - 05/14/06 08:28 AM Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
Mabila Offline
Nkosi
***

Registered: 05/14/04
Posts: 2123
Loc: Ayowa
Hk hk hk hk Hayi agh Khazi ungehlulwa yisintu ngaloluhlobo!

Mina owami umbono nanku "ngingazokukwejisisa na dade?"
_________________________
Ask not what Mthwakazi can do for you. Ask what you can do for Mthwakazi.
It is not my responsibility to finish the work, but I have to start it!

Top
#31067 - 05/14/06 02:45 PM Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
Nomangqika Offline
Ntandokazi
***

Registered: 11/11/05
Posts: 416
Loc: lupane
hk hk hk hk asazi selithandelana ha ha ha kunzima shame ha ha
_________________________
Its better to lose a lover than to love a loser. Friends are like shoes. Some are loose and some tight and some fit just right. They help u as u walk.

Top
#31068 - 05/14/06 03:37 PM Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
Manyonyobaz Offline
Mafikizolo

Registered: 04/08/06
Posts: 20
Loc: Khayinayida
Mhlawumbe i tucking in leyi ngesi Ndebele kutsho uku lolonga umuntu aze alale,umlolonga ngokumphulula(gently)hatshi ukumhwaya,hk hk,umlolonga ngengxoxo kumbe njalo umlolonga ngomculo.Lona u tuck in ngokwalo kungani nje yikwembesa umuntu ingubo nje nxa ulizwa,kodwa lile romensinyana phakathi(tucking in your lover) kumbe libe nje yi love and care(tucking in your baby,brother or sister).GRRRRRR


Edited by Manyonyobaz (05/14/06 03:39 PM)

Top
#31069 - 05/14/06 07:04 PM Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
MaGae Offline
Sikhulu
*****

Registered: 11/01/05
Posts: 291
Loc: ngungumbane
hk hk hk asazi
_________________________
//http//:www.GAGIOMHLE ongafuniyo kayekele phela akufoswa muntu. its as simple as that bafethu!!!!!!!!@inkundla.net

Top
#31070 - 05/14/06 09:21 PM Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
Zwangendaba Offline
Nkosi
***

Registered: 04/27/03
Posts: 1391
Loc: New York, New York, USA
Bafowethu.

Hk hk hk hk. Kanti manje ngithini KHAZI lo Nomangqi??? Angitsho ukuthandela kubonisa ukuthi umuntu umletha eduze umembese ngezandla zakho ezikhudumalayo. Umlethe esifubeni sakho duze lenhliziyo yakho. Umvikela njalo ngokumthandela utshiya okubi ngaphandle hk hk hk.

NGIZAMILE PHELA LAPHA. Akuthso Bhudas.

Li Zwangendaba.

Top
#31071 - 05/15/06 10:00 AM Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
Gaselomhle Offline
Ndunankulu
*****

Registered: 08/25/05
Posts: 516
Loc: Buqamama
Emavikini amabili adlulileyo ngihlangane lodade wesintwini, icitshalanga elidlula uNobesuthu. I then discovered ukuthi she is married to a Soziberian and I asked her ukuthi kungani wenza isinqumo esinjalo. She says to me "ah ngangilifisa ijaha lesintwini, langekhaya utata engafuni ukuzwa ngabakhwenyana bempumalanga, kodwa ke ngaliswela ngacina ngidanela ku XYZ" (watsho ebetha igama lomyeni wakhe).
Personally angize ngakholwa ukuthi umuntu uyaswela umuntu wesintwini angakha laye except nxa impilo yakhe evele enet-worked to abempumalanga and shunning abakwethu. When I insuniated to that she called ujaha wesintwini owayebuqamama, uthe esefike eduzane wathi khona "of course my family was based in Chegutu but these are some of the people who constituted my social life but they never made any such moves. I was suprised at the guy's response to the subject, he says, "Ah this one was a hard nut to crack, wayefuna bona o-XYZ abalezibindi".
Zingaphi izibindi zenu majaha kaLobengula? Kumbe lihle libhayize nxa lishela intombi ngoba nanku phela some of the above postings suggest ukuthi lihle li-kreme elizakutsho entombini, njalo lihle lizitshele lokuthi izaphendula njani intombi. Ingake iphendule ngendlela ebelingayilindele waya waya, indod'i hli'ginqe ambhulugwe aqhaqhazele okwexhegw'eliledumbe isiswele ukuthi ithini to end the subject and flee. Oh futhi bakithi!!!
_________________________
>>Aspire to Inspire before you Expire<<

Top
#31072 - 05/15/06 01:02 PM Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
matshetshe Offline
Ngqwele

Registered: 09/16/05
Posts: 115
Loc: bulawayo
long time majaha lezintombi laze langikhumbuza ngiseShashe eMzingwane High besiyenza lento yokuzama ukufaka amazwi okushela ngesintu mina be ngile yami eyayihamba kanje "ntombe' nhle wena ogez'efrijini ogeza ngejarvela ngibamba mntwana ngizakuwela " but besikwenza singamajaha kuphela but isintu sina nje siphakeme kwezoku shela mina vele isilungu angisiphathi ngitsho nxa ekhona nje udade ofuna ngimlahle phansi ngesintu kazitsho

Top
#31073 - 05/15/06 01:56 PM Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
Nomangqika Offline
Ntandokazi
***

Registered: 11/11/05
Posts: 416
Loc: lupane
mmhh kunzima shame ha ha ha asazi bakithi mina i think itopic le iyafundisa kakhulu hk hk mina kodwa I can imagine umuntu engishela ngesintu ha ha ha ngingabulawa zimbambo shame ha ha hayi kumnandi though ha ha
_________________________
Its better to lose a lover than to love a loser. Friends are like shoes. Some are loose and some tight and some fit just right. They help u as u walk.

Top
#31074 - 05/15/06 05:44 PM Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
Zwangendaba Offline
Nkosi
***

Registered: 04/27/03
Posts: 1391
Loc: New York, New York, USA
Bafowethu.

Mina Gasolomhle ngise Secondary ngangiligwala angifuni kuqamba amanga. Kodwa ngangizama kuphela. Ngakhonjwa yintombi yami yakuqala NGIYINIKe i SONGBOOK yami eyayilama Markers engoma ezimbili ezesiNdebele engangifuna ayolala ezihlabela. Ngalala ngiqhuqha ubusuku bonke ngisithi uzatshela abanye esikolo bangihleke kanti lizaphuma elihle. I must hasten to say ngathi kuphela impi ngamdinga ngamswela. Ngilethemba ngani nguye engilokhu ngilaye.

Ayesebenza ama SONGBOOK.

Li Zwangendaba.

Top
#31075 - 05/15/06 08:19 PM Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
bhiyuthi Offline
Mafikizolo

Registered: 04/08/06
Posts: 32
mhh yaze yamnandi li-topic. Nomangqika unjengami vele ngiyahle ngife yikuhleka nxa umuntu esengisukela ngesindebele senesiyana engasicina nini shuwa hk hk. But uyazi lingikhumbuze eyinye incwadi engake ngayibala kudala yayimi kanje:
Diera sthandwa
Uyazi angikaze ngithande umuntu so. Nxa ngicabanga ngawe so eish inhliziyo yami iyathuthumela. Ngikuthanda njengamazambane akhanzingiweyo. Ngikuthanda njengoxakuxaku olunyozileyo. Ngilethemba ngizakubona isikolo singatshayisa ungilinde egedini.
Yimi indoda yakho uThemba.

Hk hk khonapho umuntu uyakhombisa shuwa lina sehle eyindoda yakho hk. Abanye njalo ngothi ekhonjiwe namuhla kusasa sokuthiwa ngisayabona umfazi wami. sona simnandi shame isindebele kodwa time time siyalahlisa. Abavele bethanda ukuhleka njengathi uyalala umuntu wabantu acine eseyangekile shuwa.

Top
#31076 - 05/15/06 11:30 PM Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
Makhelwana Offline
Ngqwele

Registered: 01/11/06
Posts: 156
Loc: Ebunandini
Kulensuku ezaz'mnandi okwamagama koBulawayo madoda umuntu ethi nxa ecabanga nge ntombi ayibambileyo uzwe umzimba ugijima igazi, kwakumnandi okwamagama kwekakithi.

Phela ngaleziya izikhathi intombi bezibizwa 'amakhoci' kumbe 'amaPangolin'...YEYI BANTU NGIYALITSHELA.

Kungasenani ngilokhu ngisawakhumbula amaPango! akomthwakazi athi nxa ehamba azitshile amafigure sambhodlela ye Tarino.

Ngez'ifresh okwamampela!
_________________________
The basic tenet of black consciousness is that the black man must reject all value systems that seek to make him a foreigner in the country of his birth and reduce his basic human dignity.

Top
#31077 - 05/16/06 10:27 AM Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
matshetshe Offline
Ngqwele

Registered: 09/16/05
Posts: 115
Loc: bulawayo
of omarova ,amaphangolini,omankhri, ingcaza,kenje bodade sasilibiza sisithini kudala , imenya etc

Top
#31078 - 05/16/06 02:00 PM Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
Mabila Offline
Nkosi
***

Registered: 05/14/04
Posts: 2123
Loc: Ayowa
KANTI U pssssssss!! yena yisihlobo bani hk hk Ngiyamkhumbula shuwa u psssssssssss! Asithatheni ilizwe qotho siyezi kholisela okwakithi!
_________________________
Ask not what Mthwakazi can do for you. Ask what you can do for Mthwakazi.
It is not my responsibility to finish the work, but I have to start it!

Top
#31079 - 05/16/06 02:24 PM Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
Nomangqika Offline
Ntandokazi
***

Registered: 11/11/05
Posts: 416
Loc: lupane
kwakunzima ngalezo nsuku ha ha uyazi shame
_________________________
Its better to lose a lover than to love a loser. Friends are like shoes. Some are loose and some tight and some fit just right. They help u as u walk.

Top
#31080 - 05/16/06 02:37 PM Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
Nomangqika Offline
Ntandokazi
***

Registered: 11/11/05
Posts: 416
Loc: lupane
psssssssssssss sisi ngicela ukubuza ha ha amajaha akhona ayehlala ebuza sonke isikhathi ha ha ha.

ukuthayimela ke umuntu azule elayinini ka 100 ethayimele inkazana yakhe loba afuna ukuyishela ha ha ha kumbe uthole behlezi emgelweni ukuthi engakubona uthunywe emagrocer zale lawe ha ha sivela khatshana liyazi ha ha.
_________________________
Its better to lose a lover than to love a loser. Friends are like shoes. Some are loose and some tight and some fit just right. They help u as u walk.

Top
#31081 - 05/16/06 03:08 PM Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
Mabila Offline
Nkosi
***

Registered: 05/14/04
Posts: 2123
Loc: Ayowa
Ngaze ngahleka Ye kuthiwa psssssssssssss ungathalaza sekuthiwa "Sisi ngicela ukubuza' hk hk hk Umuntu abophe ubuso sibili angani kuthiwa ulombuzo ozwayo hk

Nxa ungathalazanga sulandelwa ngeka mama wakho hk hk hk kumbe ngobubi bakho hk

Nomangqika uyakhumbula labana abokuthumela abangane hk hk "Uzibani uthe uyakufuna" hk hk hk! Hayi agh kuvelwa khatshana!
_________________________
Ask not what Mthwakazi can do for you. Ask what you can do for Mthwakazi.
It is not my responsibility to finish the work, but I have to start it!

Top
#31082 - 05/16/06 05:29 PM Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
Nomangqika Offline
Ntandokazi
***

Registered: 11/11/05
Posts: 416
Loc: lupane
ha ha ha ha waze wangibulala uyazi imbambo zami ngezephepha yeyi inhlamba yakhona yayi blind ha ha ha kodwa lina shuwa ha ha khonapho uyabe ukhonjiswa kuthiwa umuhle susala sumubi ha ha kuthi kwakho ha ha uyazi ekhaya shuwa kuyacaza liyazi ha ha lokhe kusenziwa phela lakathesi uyazi ha ha.

lokuyincwadi maybe kuthiwe uyakufuna lawe suphendula inhloni khonapho ha ha ha ha suphongu ukuthi uthi uyangisa ngaphi uzibani laye aaa mina hayi aaa ngiyesaba abadala ha ha LOL ngaze ngahleka ya lina lingikhumbuza khatshana shuwa ha ha .

dades sivela khatshana hanti, uyazi kube lalabana emagrocer ababedlala islag/slug, kumbe yilo ibizo lakhona ngapha uthi uyangena emagrocer lawe lawe then after yeyi babelenhlamba elezitemo shame labana bafana uyazi ukuba ngulova kuleziga ha ha
_________________________
Its better to lose a lover than to love a loser. Friends are like shoes. Some are loose and some tight and some fit just right. They help u as u walk.

Top
#31083 - 05/16/06 06:49 PM Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
Mabila Offline
Nkosi
***

Registered: 05/14/04
Posts: 2123
Loc: Ayowa
Kambe thina abanye sacina singasayi ema grocer ngenxa yabafana be slugi ha ha haaaaaaaaaaaaaa

That actually did border on sexual harrassment. Lokuthi sasigijinyiselwani angikwazi hk hk Abantu belingisela ama qhude atshona exotsha izikhukhukazi hk hk hk
_________________________
Ask not what Mthwakazi can do for you. Ask what you can do for Mthwakazi.
It is not my responsibility to finish the work, but I have to start it!

Top
#31084 - 05/16/06 07:15 PM Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
BhudiMathawuzeni Offline
Ndunankulu
*

Registered: 03/06/03
Posts: 810
Loc: toronto/canada
indaba yokuthumela leyi iyabheda lina. esikolo kulotshomu owangithumayo ukuthi ngiye tshela omunye usisi ukuthi uyagwcala, u sisi wafika wathi yena vele ugcwalal ngami,,, haa haa manje lami lapho pho ngasengingayenzani, lami ngahle ngathi ngiya gwcala, u tshomu ngafika ngamtshela ukuthi u sisi u phapha isikhiwa ndoda vele kawudobhi umtshina wakho hk hk hkh kh hk kwahle kwaba yikho ukukhonjwa kwami ngu sisi lowo.
_________________________
Zonda Mthakathi

Top
#31085 - 05/16/06 07:50 PM Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
BhudiMathawuzeni Offline
Ndunankulu
*

Registered: 03/06/03
Posts: 810
Loc: toronto/canada
kanti vele bantu wass so amazing ngoku khombisana ngesikhiwa?? mina phela angiboni lutho olumangalisayo lapho..... abanye bethu phela siyabe sesiphoku mbuluza ngesikhiwa esingela lama certificate.
_________________________
Zonda Mthakathi

Top
#31086 - 05/16/06 08:39 PM Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
MaJamela Offline
Ngqwele
*****

Registered: 10/04/05
Posts: 145
Loc: Emaguswini
Hawu Tshisa, usuqila umngane hk hk .
_________________________
I'm not African, I'm from Bulawayo. Learn the difference!

Top
#31087 - 05/16/06 09:13 PM Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
Gumede Offline
Sikhulu
***

Registered: 12/07/05
Posts: 210
Loc: East London
Ekenisho phela okwalesi isikhathi yiyiphi indlela yokukhombisa naze nangichaza. Yeyi Mabila usawakhumbula amaAddress ayebhalwa uma ujaha ekubhalele incwadi.

hayi kodwa igama elithi ngiyakufuna lona kungathi liphuphile.Ukukhombisa kwesilungu khona kunengozi ngoba phela akuhambisani nesintu.
_________________________
Ubukhosi ngamazolo.

Top
#31088 - 05/17/06 12:41 AM Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
Nomangqika Offline
Ntandokazi
***

Registered: 11/11/05
Posts: 416
Loc: lupane
yours in tears ha ha ha umuntu esifa ngokuhleka kuthiwa yours in tears lina shuwa
_________________________
Its better to lose a lover than to love a loser. Friends are like shoes. Some are loose and some tight and some fit just right. They help u as u walk.

Top
#31089 - 05/17/06 01:19 AM Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
MaGae Offline
Sikhulu
*****

Registered: 11/01/05
Posts: 291
Loc: ngungumbane
ha ha gegedekiyani thina oGagiiiiii yeyi yaze yamnandi lindaba hk hk hk qubekani bo nomangqika labo mabila labotshisa lingiqamula imbanjana zami hk hk
_________________________
//http//:www.GAGIOMHLE ongafuniyo kayekele phela akufoswa muntu. its as simple as that bafethu!!!!!!!!@inkundla.net

Top
#31090 - 05/17/06 01:24 AM Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
Mabila Offline
Nkosi
***

Registered: 05/14/04
Posts: 2123
Loc: Ayowa
Ha ha haaaaaaaaaaaaaaa Tshisa wephula imbambo zami.


Into zama address Hlabudle lamavevane lama kiss ku envelope hk hk le stampa size siswele lapho esingananyathiselwa khona hk hk hk
_________________________
Ask not what Mthwakazi can do for you. Ask what you can do for Mthwakazi.
It is not my responsibility to finish the work, but I have to start it!

Top
Page 1 of 2 1 2 >


Moderator:  Jakalas 
ShayaFM
Shaya FM is currently OFF AIR. Sorry to disrupt your listening. Your favourite radio station will be back on air ASAP!
New Topics
May
Su M Tu W Th F Sa
1 2 3 4 5
6 7 8 9 10 11 12
13 14 15 16 17 18 19
20 21 22 23 24 25 26
27 28 29 30 31
Top Posters
Mabila 2123
Zwangendaba 1391
Dokotela 1298
Lobengula 1077
BhudiMathawuzeni 810