|
0 registered (),
7
Guests and
2
Spiders online. |
|
Key:
Admin,
Global Mod,
Mod
|
|
|
#31041 - 05/02/06 07:36 PM
Ukushela intombi ngesiNdebele
|
Ngqwele
Registered: 01/11/06
Posts: 156
Loc: Ebunandini
|
Kusobala ukuba uMthwakazi uyazibutha kulamalanga, abantu bayahlangana bazane isizwe siyanda kuhle lokhu. Kodwa njengoba kumgceke ukuba lapha okudibene khona amajaha lezintombi kuvele khona kuyimvelo ukuphoselana amagama amnandi. Akesikhulumeni ngalokhu abakubiza ama |'chat up lines' ngesiNgisi thina esithi yikukhombisa. Ukuze ijaha lizibambe entombini liyabe litheni? lani zintombi tshonini ukuba okulithinta khonangale lize livume yikuphi? Bafethu akusela ntombi zakoMthwakazi ezizaphinda ziyekwendele edotini ...azitsho! Mina ngikhumbula ngibona omunye usisi owayemuhle okwelanga liphuma, ngazisondeza kuye kancane ngambingelela hatshi wavuma...ngathi ukucwayiza kancane wahleka..ngabe ngithi kuye "igama ungubani dade", wang'tshela konke lesibongo. Ngabe ngisithi kuye "malutshwane amatsiyane afana lawe", wethuka wathi "ung'biza itsiyane mina",....ngasmayila kancane ngathi "ye! ngoba ngendlela omuhle ngakhona angiboni ukuba wena wazalwa ngumfazi,...sengathi kwathatha isikhathi ufukamelwe eqandeni dali", ngathi kuye "wena walolongwa njengegolide liphuma emgodini".
Alizangelibone ismayili sikadade bafethu.....ngabubona bonke, ubuhle bentombi engangingakaze ngihlangane labo, ngahle ngapatreka.
Edited by Makhelwana (05/02/06 07:48 PM)
_________________________
The basic tenet of black consciousness is that the black man must reject all value systems that seek to make him a foreigner in the country of his birth and reduce his basic human dignity.
|
|
Top
|
|
|
|
#31044 - 05/03/06 07:26 AM
Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
|
Ngqwele
Registered: 04/28/03
Posts: 132
Loc: canada
|
Hatshi ubonike wahle wamlahla phansi nge statement wahle wagcwala waya waya. Kodwa awuzange umtshele futhi ukuthi wena ulemali enengi blind ukuze abone ukuthi wena u blind .
|
|
Top
|
|
|
|
#31045 - 05/03/06 12:08 PM
Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
|
Ndunankulu
Registered: 05/31/04
Posts: 642
Loc: United Kingdom
|
Sabona dade. Yazi ngithe ngikubona ngihle ngabona umuzi, indlubu, abantwana, lamajodo. Inhliziyo yami sengiyikhuphe kimi ngayipha wena, nguwe usuzangiphefumulela. Ngikuthandile mntanabantu. Ungabona esala lapha, uziwisele phansi ungathi usufeyinta. 
_________________________
Ingotsha enhle iyawubiyela umuzi
|
|
Top
|
|
|
|
#31048 - 05/03/06 01:08 PM
Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
|
Nduna
Registered: 10/23/03
Posts: 406
Loc: I've never been to Heaven
|
Uyazi mnu Golide waze wangikhumbuza ingoma ka Majee ethiwa "Golide" and lapho uMajee ehlabela ethi ' ngingu golide mina, umfana ogezayo, ngingu golide umfan' otshenayo(swenkayo)' Ingabe ingam' wisa inhliziyo udade le line ka Majee na? 
_________________________
Impi iyoz'ilwe nini? Yithi umgoqo ovimb'esangweni!
|
|
Top
|
|
|
|
#31049 - 05/03/06 02:13 PM
Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
|
Ngqwele
Registered: 01/11/06
Posts: 156
Loc: Ebunandini
|
Golide jeki ngiyala isiNdebele yiboza nxa usudibane lentombi zakwethu unless nxa ugijimisa amashoshobisa hk hk hk, lalo isalad nxa ulibekele kuhle istatement njengo Sgero liyagcwala lichitheke wethu.
Yiphi intombi yakoMthwakazi engayangeka uyibiza, is'momondiya, is'khukhukazi samampela ulondi wakho.
Nxa uyi Awuthi menze ahleke uDali kwaze kwatsho enye intombi yesingisi yathi "I like a guy who makes me laugh, coz when I laugh I pee myself"....lina! leyo pee liyayazi?
eg. (Ijaha) "Sorry Sisi bengicela ukubuza". (Intombi) Ubuzani? (Ijaha) Ngaze ngajabula ukuhlangana lo Miss Mthwakazi colleges 2006? (Intombi) Sorry bhudi ayisimi. (Ijaha) Kutshu kuthi amajudge yiziphofu bekela kuwinisa umuntu onjengawe. (Intombi) ha ha ha!,lawe. (Ijaha) Ikhona indawo oyaziyo engingakuthengela khona ice-cream dali sengizengijuluka!ngilokhu ngibukele ubuhle bakho. (Intombi)woh ye kungale duze le Trade feya. (Ijaha) Ngena mntaneNkosi imota yakhona ukungcola angithi yibumpohlo lobu engiyibona intombi zakithi azisafuni kuvelelwa.
(Intombi) Thanks (Ijaha) Sorry uyazi mina igama nguThando though abangan'bam banbiza "LOVE" (intombi) mina nguZodwa. (Ijaha) Uyazini Dali, nga wena uyingoma nga uyileya ekaRingo. (Intombi)Yiphi (Ijaha) uSondela (Intombi) Ah ah Lina!
Sitshayile bafethu.
Edited by Makhelwana (05/03/06 02:50 PM)
_________________________
The basic tenet of black consciousness is that the black man must reject all value systems that seek to make him a foreigner in the country of his birth and reduce his basic human dignity.
|
|
Top
|
|
|
|
#31057 - 05/03/06 08:04 PM
Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
|
Sikhulu
   
Registered: 11/01/05
Posts: 291
Loc: ngungumbane
|
|
|
Top
|
|
|
|
#31058 - 05/03/06 08:24 PM
Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
|
Sakhamuzi
Registered: 05/12/04
Posts: 87
Loc: Canada
|
Manje mina ngovela ngithi ngoludala ,
"Dudlu ntombazana ,ongela bhasikiti uyangena emarket longela nkomo uyayidlinyama .... zalabantu ziyebantu , ayikho eyagana isambane mtakwethu .........."
khonapho ngiyabe ngigiya ngiseqa ngitshayaphansi ngenduku ngigabaza .
ngilizwina elincanyana nje uzamuzwa athi "ngenzenike mtakwethu"
hk hk .
_________________________
UBB
|
|
Top
|
|
|
|
#31062 - 05/07/06 01:25 AM
Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
|
Mafikizolo
Registered: 05/01/06
Posts: 12
Loc: Ko- Godlwayo
|
Kulo munye ujaha engake ngamuzwa ehwatsha umtshoko kwelinye ilanga , ngimele ibhasi ngizivelela eManda .Waqamuka ujaha ekhefuzela esilanda isiphalaphala sentombi wafika wathi " Ngizwe kuthiwa kudala ungifuna " hawu amangale losisi athi 'Mina ,mhlawumbe wenze iphutha bhudi ngoba angikwazi lokukwazi " athi lojaha nxa ephendula "Hayi dade mina yimi lo abamuthi ngu Mr Right " Wabobotheka lodade hawu kwahle kwaqala ingxoxo ngiyathemba wakhonjwa lowa jaha ngenxa yokuthi yathi ifika lebhasi ngabona sebehleli bonke kuzwakala ubu hi hi intombi ihleka ,
_________________________
No goal is too high lf we climb with care and confidence !!!!
|
|
Top
|
|
|
|
#31063 - 05/07/06 07:26 PM
Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
|
Nkosi
 
Registered: 05/14/04
Posts: 2123
Loc: Ayowa
|
Makhelwane uqale indaba emnandi okwamagama lapha njalo elakho kakhulu ukwakha isizwe hk hk hk Fundisanani sibili bafowabo ngoba esesikubone phandle lapha kuyesabeka. Abanye ngabakuwisela embundwini wembambayila bengatshongo lelilodwa,uvuke mtanabantu usungothintitha utshani esiphundu usulesithuli  Abanye ngabavalela elojeni elifulelwe ngamazenge aginqe afe umtanabantu ngoba entshontshe lawo makhiye ngapha esehluleka lokukhipha lona elilodwa ilizwi hk hk Abanye njalo kuthiwa "Sisi akung'khombe" Ungathi wena sengingukhombile besekuthiwa "Manje ngizakubona nini?" hk hk Lilonke kodwa sekubuza ukuthi uzakubona nini?? Omunye laye "Sisi akungikhombe phela" ubusuphendula wena "Hatshi bhudi angikwazi" besekuthiwa "Hamba vele umisa inyawo ezigobileyo" hk hk hk Ukhwelo labo psssssssssssssssssssssssss angani sizinyoni hk hk Agh esikubona phandle lapha hk hk Kufuneka ifund yemfundiso le shuwa hk hk
_________________________
Ask not what Mthwakazi can do for you. Ask what you can do for Mthwakazi. It is not my responsibility to finish the work, but I have to start it!
|
|
Top
|
|
|
|
#31068 - 05/14/06 03:37 PM
Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
|
Mafikizolo
Registered: 04/08/06
Posts: 20
Loc: Khayinayida
|
Mhlawumbe i tucking in leyi ngesi Ndebele kutsho uku lolonga umuntu aze alale,umlolonga ngokumphulula(gently)hatshi ukumhwaya,hk hk,umlolonga ngengxoxo kumbe njalo umlolonga ngomculo.Lona u tuck in ngokwalo kungani nje yikwembesa umuntu ingubo nje nxa ulizwa,kodwa lile romensinyana phakathi(tucking in your lover) kumbe libe nje yi love and care(tucking in your baby,brother or sister).GRRRRRR
Edited by Manyonyobaz (05/14/06 03:39 PM)
|
|
Top
|
|
|
|
#31072 - 05/15/06 01:02 PM
Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
|
Ngqwele
Registered: 09/16/05
Posts: 115
Loc: bulawayo
|
long time majaha lezintombi laze langikhumbuza ngiseShashe eMzingwane High besiyenza lento yokuzama ukufaka amazwi okushela ngesintu mina be ngile yami eyayihamba kanje "ntombe' nhle wena ogez'efrijini ogeza ngejarvela ngibamba mntwana ngizakuwela " but besikwenza singamajaha kuphela but isintu sina nje siphakeme kwezoku shela mina vele isilungu angisiphathi ngitsho nxa ekhona nje udade ofuna ngimlahle phansi ngesintu kazitsho
|
|
Top
|
|
|
|
#31075 - 05/15/06 08:19 PM
Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
|
Mafikizolo
Registered: 04/08/06
Posts: 32
|
mhh yaze yamnandi li-topic. Nomangqika unjengami vele ngiyahle ngife yikuhleka nxa umuntu esengisukela ngesindebele senesiyana engasicina nini shuwa hk hk. But uyazi lingikhumbuze eyinye incwadi engake ngayibala kudala yayimi kanje: Diera sthandwa Uyazi angikaze ngithande umuntu so. Nxa ngicabanga ngawe so eish inhliziyo yami iyathuthumela. Ngikuthanda njengamazambane akhanzingiweyo. Ngikuthanda njengoxakuxaku olunyozileyo. Ngilethemba ngizakubona isikolo singatshayisa ungilinde egedini. Yimi indoda yakho uThemba.
Hk hk khonapho umuntu uyakhombisa shuwa lina sehle eyindoda yakho hk. Abanye njalo ngothi ekhonjiwe namuhla kusasa sokuthiwa ngisayabona umfazi wami. sona simnandi shame isindebele kodwa time time siyalahlisa. Abavele bethanda ukuhleka njengathi uyalala umuntu wabantu acine eseyangekile shuwa.
|
|
Top
|
|
|
|
#31076 - 05/15/06 11:30 PM
Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
|
Ngqwele
Registered: 01/11/06
Posts: 156
Loc: Ebunandini
|
Kulensuku ezaz'mnandi okwamagama koBulawayo madoda umuntu ethi nxa ecabanga nge ntombi ayibambileyo uzwe umzimba ugijima igazi, kwakumnandi okwamagama kwekakithi.
Phela ngaleziya izikhathi intombi bezibizwa 'amakhoci' kumbe 'amaPangolin'...YEYI BANTU NGIYALITSHELA.
Kungasenani ngilokhu ngisawakhumbula amaPango! akomthwakazi athi nxa ehamba azitshile amafigure sambhodlela ye Tarino.
Ngez'ifresh okwamampela!
_________________________
The basic tenet of black consciousness is that the black man must reject all value systems that seek to make him a foreigner in the country of his birth and reduce his basic human dignity.
|
|
Top
|
|
|
|
#31077 - 05/16/06 10:27 AM
Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
|
Ngqwele
Registered: 09/16/05
Posts: 115
Loc: bulawayo
|
of omarova ,amaphangolini,omankhri, ingcaza,kenje bodade sasilibiza sisithini kudala , imenya etc
|
|
Top
|
|
|
|
#31081 - 05/16/06 03:08 PM
Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
|
Nkosi
 
Registered: 05/14/04
Posts: 2123
Loc: Ayowa
|
Ngaze ngahleka  Ye kuthiwa psssssssssssss ungathalaza sekuthiwa "Sisi ngicela ukubuza' hk hk hk Umuntu abophe ubuso sibili angani kuthiwa ulombuzo ozwayo hk Nxa ungathalazanga sulandelwa ngeka mama wakho hk hk hk kumbe ngobubi bakho hk Nomangqika uyakhumbula labana abokuthumela abangane hk hk "Uzibani uthe uyakufuna" hk hk hk! Hayi agh kuvelwa khatshana!
_________________________
Ask not what Mthwakazi can do for you. Ask what you can do for Mthwakazi. It is not my responsibility to finish the work, but I have to start it!
|
|
Top
|
|
|
|
#31093 - 05/17/06 12:31 PM
Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
|
Ngqwele
Registered: 09/16/05
Posts: 115
Loc: bulawayo
|
gaya kwakunzima but mina so kudala ngangile love uyazi uthando olujiyileyo ngisakhumbula ngisuka ngenyawo enkomponi e luveve ngisiyathayimela e magwegwe khonale , abafana bakhona bengafuni ukubona iboyz engasiyo yemeriyeni ihambahamba nje it was a tense exercise ,ufice edeni lemenya kungela muntu okhanyayo kumbe uthole uyise ehlezi phandle usuzazidlulisa you would feel like wonke umuntu ukhangele wena likuphenduka kwakhona kuzima , for the whole school holiday maybe ngibe successful only once but uyazi i would cherish isikhathi sakhona ,wayebuya afike athi akuyenzi gaya ubaba ukhona , but inhliziyi yami yayithuthumela nje khonokho ukthi i saw her kungela hug kungela khisi , we would spend just 3min uyazi i wish i would re capture those days but iscamtho kwakuyisintu
|
|
Top
|
|
|
|
#31096 - 05/18/06 04:00 PM
Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
|
Ngqwele
Registered: 09/16/05
Posts: 115
Loc: bulawayo
|
bekuluthando lolo dade erenkini laphana sesifake amab huleza amnyama awemzingwane , sasicela amabizo kuphela inkazana izabona ngencwadi kuphela uzwe amajida esithi lamuhla wonke umuntu ubhala incwadi elesihloko esithi yimi lowana obegqoke ibhuleza yemzingwane ngakuthwalisa itrunk yakho sasisashela manje lapho
|
|
Top
|
|
|
|
#31097 - 05/18/06 04:06 PM
Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
|
Ngqwele
Registered: 09/16/05
Posts: 115
Loc: bulawayo
|
ekhaya ke emfuleni madoda kambe litsho ukuthi lapha lakhosasifeketha ngesilungu
|
|
Top
|
|
|
|
#31098 - 05/18/06 04:36 PM
Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
|
Nduna
Registered: 05/30/04
Posts: 349
Loc: Emaguswini
|
Matshetshe awubone okwekhaya beku blind mfowethu ngikhumbula ngesinye isikhathi besiqala ngokuqobana kuthi owinileyo nguye othatha isikhukhukazi mmmh insuku ziyagigima bafowethu.
_________________________
Umzila weqawe kawulandelwa,mina umfana kasingiva ongehlulwa lutho buza abadala bazokwazisa.
|
|
Top
|
|
|
|
#31099 - 05/18/06 05:20 PM
Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
|
Ngqwele
Registered: 01/11/06
Posts: 156
Loc: Ebunandini
|
Mkhize Topi lina abebhodingi inhlanhla yenu yayizincwadi lapho ngiyavuma ngoba amakhoci amanengi ayekuthanda ukurisiva. Kodwa thina e City Hall sasizintshantshu, ngubani oyalayo. lama 'flicks' angakutshela ukuthi kwakukhonjiswana lapha. Loba osherry babenoza kanjani wawuthi ungajikisa ukuqomisa ngesi 'kre' umshaye ngelilodwa nje elesindebele ahle agcwale. Ngikhumbula ngomunye umnyaka kule Miss teen Queen e CTH , ngasama omunye ucherry we Townsend owayeyiSIQABHOBHO njani, wathi sinozi sakhe ngangamehli lami ngathi khon'pha ngesi Kre! ngezwa esesithi kanje uthe ungubani bizo? Ngaqakeza izandla ngisithi welcome to the party mntwana. Alizange libone ama 'smooch' akhona afterwards sengimtshele ngempumulo yakhe elolongiweyo langamehlo akhe ayemahle sengathi zintanga ze popo. Ngezwa kuphela abafana bomtshova sebesithi yekel'omunye wena!
_________________________
The basic tenet of black consciousness is that the black man must reject all value systems that seek to make him a foreigner in the country of his birth and reduce his basic human dignity.
|
|
Top
|
|
|
|
#31101 - 05/18/06 06:32 PM
Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
|
Ngqwele
Registered: 09/16/05
Posts: 115
Loc: bulawayo
|
ngempumulo yakhe elolongiweyo langamehlo akhe ayemahle sengathi zintanga ze popo.
Hayi bo nanti ijaha lekhaya bodade ngicela itranslation ke lapha
|
|
Top
|
|
|
|
#31107 - 05/23/06 07:54 AM
Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
|
Nkosi
 
Registered: 05/11/04
Posts: 1298
Loc: Emkhathini
|
Quote:
Matshetshe...ngisakhumbula ngisuka ngenyawo enkomponi e luveve ngisiyathayimela e magwegwe khonale , abafana bakhona bengafuni ukubona iboyz engasiyo yemeriyeni ihambahamba nje ...
Uqinisile mfo, yithi sibili esasingafuni ukuthi amafenda ema eriyeni akhombe impintshi ezingaso zeMagwegwe. Wawuhle usibone sesiku sondelela sibone ukuthi awutholi njabulo.
Umafenda wami wokuqala wathi esengikhombile, angizange ngike ngimthinte ngitsho le hagi kodwalokhu. Sasihlangana sikhulume okwemizuzu emithathu kumbe emihlanu nxa evela esikolo ahle agade ibhasi ahambe ngibo, ah yey - abantwana be Sent Kholambasi.
Ngathi sengibonile ukuthi, ungeze uthole incezu ungabhayiza. Kwabalandelayo, ngangihle ngithi, "Woz' lapha ntombazana ngi kushaye ngoswazi oluphilayo". Kwakuhle kummangalise lowontombazana ukuthi isbindi sokuthi ngitsho njalo ngisithethe ngaphi, ubone esegigideka, athi "ahh wena uyahlanya ah", mina ngihle ngithi "Ngifuna ukuku phakulela imihluzi".
Ngangingela nhloni yokukhuluma amabala angajwayelekanga njegama gama ezitho zomzimba. Ngangihle ngithi bhadla.
Nginga vele ngimuthi smooch, uzamuzwa untombazana ahle athi, "ngiyagcwala ngawe ....".
|
|
Top
|
|
|
|
#31108 - 05/23/06 05:15 PM
Re: Ukushela intombi ngesiNdebele
|
Ngqwele
Registered: 01/11/06
Posts: 156
Loc: Ebunandini
|
kwakulenye ibhare eyayingakwazi ukukhombisa ithanda ukuphelekezela nxa sisiyathayimela. Yona yayizibona iblind kodwa nxa ichery ingabuya umbone esetshaywa yinkwilimba. Ngelinye ilanga yazama ukulungisela ngokukhombisa ngendlela yami kanti uchery wakhona ngakengamsama futhi wayengumsabatha .
Yalandela ucherry bazebayangena emthandazweni bathi befika ucherry wamintrojusa as umgane abazalwane bahle bamtshumayeza. Bathi bephuma emthandazweni ujeki esesonta. Angilikhohlwa lelilanga ngomyaka ka 88. Unfortunately umgane waliwa ngusisi ngingazi ukuthi kumbewayethande iline yami ikhulunywa yimi than ujeki.
_________________________
The basic tenet of black consciousness is that the black man must reject all value systems that seek to make him a foreigner in the country of his birth and reduce his basic human dignity.
|
|
Top
|
|
|
|
|
|
Shaya FM is currently OFF AIR. Sorry to disrupt your listening. Your favourite radio station will be back on air ASAP!
|
|
|
|
|
1
|
2
|
3
|
4
|
5
|
|
6
|
7
|
8
|
9
|
10
|
11
|
12
|
|
13
|
14
|
15
|
16
|
17
|
18
|
19
|
|
20
|
21
|
22
|
23
|
24
|
25
|
26
|
|
27
|
28
|
29
|
30
|
31
|
|
|
|
|