|
0 registered (),
10
Guests and
1
Spider online. |
|
Key:
Admin,
Global Mod,
Mod
|
|
|
#31109 - 05/03/06 05:43 PM
Izandla phezulu abafuna ukukhuluma lo TSOTSI LIVE
|
Ntandokazi
 
Registered: 11/11/05
Posts: 416
Loc: lupane
|
Mthwakazi omuhle yimi njalo uDJ NOXOLO kelitsho sibone ngifuna ivote bangaki abafuna ukukhuluma lo Presley yena enguye ujahana lowu abamuthu TSOTSI ku film Tsotsi this saturday live ku radio Shaya FM lingaphendula ngizaba laye kodwa ngingaswela impemdulo ngizamxolisa umuntu wenkosi so ngilinde lina mthwakazi yes or ngikhulume labahlabelayo kukini lokho okusalayo yikuthi siyabe sigroova Live nge saturday. ake libhale abantu elifuna ukubezwa LIVE kodwa hayi abeshabi pls ku Shaya FM.
_________________________
Its better to lose a lover than to love a loser.
Friends are like shoes. Some are loose and some tight and some fit just right.
They help u as u walk.
|
|
Top
|
|
|
|
#31114 - 05/04/06 01:44 AM
Re: Izandla phezulu abafuna ukukhuluma lo TSOTSI LIVE
|
Mafikizolo
Registered: 05/01/06
Posts: 12
Loc: Ko- Godlwayo
|
singathanda ukukhuluma naye inkinga nje akasazisisi kahle isiNguni umfanyana lowa , manje thina oKhehla asikwazi ukuntwintwiza kungagcono sixoxe no Zola.
_________________________
No goal is too high lf we climb with care and confidence !!!!
|
|
Top
|
|
|
|
#31115 - 05/04/06 11:36 AM
Re: Izandla phezulu abafuna ukukhuluma lo TSOTSI LIVE
|
Mafikizolo
Registered: 11/11/05
Posts: 13
Loc: sweden
|
yaz jaha ulombono omuhle abanjengam vele simelele uZola ngamehlo abomvu if not uRingo laye can be a very good alternative!!!
|
|
Top
|
|
|
|
#31120 - 05/13/06 11:02 AM
Re: Izandla phezulu abafuna ukukhuluma lo TSOTSI LIVE *DELETED*
|
Ngqwele
Registered: 07/01/03
Posts: 137
Loc: emaguswini amnyama
|
Post deleted by gwesela
Edited by gwesela (05/13/06 11:11 AM)
_________________________
sagqibel´amadibha senziwani!!!!!
|
|
Top
|
|
|
|
#31124 - 05/13/06 07:54 PM
Re: Izandla phezulu abafuna ukukhuluma lo TSOTSI LIVE
|
Ngqwele
Registered: 01/11/06
Posts: 156
Loc: Ebunandini
|
Bantu bakithi ukukhuluma kuyahlupha kambe sewoneni uNoe bantu. KwezobuDJ every one of them has to have their own style and aproach to the audience abantu bethande izitayila ezehlukaneyo. Kambe kungaba yisivande esinjani esilamaRozi amhlophe wodwa angithi kungahle kufane lasemancwabeni. Njengoba besitsho abanye ukuthi uBongani uyake anxuse labo elibaqambileyo bekeleni baqhubeke ngalento abayenzayo lina lilalele. Manje mhla uDJ Makhelwane ezaqala lizahle ligule phela ngoba ngizabe ngi interviwer amanozi hk hk hk.
Lets support this cause singakhononi bakithi kuyazanywa ngaphandle lapha.
Edited by Makhelwana (05/13/06 07:59 PM)
_________________________
The basic tenet of black consciousness is that the black man must reject all value systems that seek to make him a foreigner in the country of his birth and reduce his basic human dignity.
|
|
Top
|
|
|
|
#31125 - 05/13/06 08:22 PM
Re: Izandla phezulu abafuna ukukhuluma lo TSOTSI LIVE
|
Ngqwele
Registered: 02/10/04
Posts: 101
Loc: ENqameni
|
Ukhuluma laye nini u Tsotsi lowo mas'ge?mina ngithanda ukubuza ukuthi kanti kungani lithanda abajabulisi base South Afrika?do they really appriaciate us?why dont you interview our own ?it will be gpood to hear you talking to Cont Mhlanga, Phathisa Nyathi, Majee, Mangesto, Dj PIUS AND Nduna, EZra,Kaleb MASUKU, Dorothy masuka, ndolwane boys, the list is infinite lokhu okwabantu beGoli will neva build our Mthwakazi State ngoba we are promoting other states which are already promoted??What was Dj Cleo comment about his show in Bulawayo?he scorned us that saves to show that abandaba lathi?ANGEYISI UMSEBENZI WENU KODWA I THINK ITS LONG OVER DUE WE PROMOTE OURSELVES OTHERWISE SOUTH AFRICAN ART WILL ALWAYS ACLIPSE OURS EVEN THOUGH WE KNOW THAT OUR OWN BROTHERS N SISTERS ARE PART OF THE SOUTH AFRICAN INTERTAINMENT SPINE.INGQOBE IKINI?
_________________________
SNYATHI
|
|
Top
|
|
|
|
#31126 - 05/13/06 08:39 PM
Re: Izandla phezulu abafuna ukukhuluma lo TSOTSI LIVE
|
Mafikizolo
   
Registered: 11/07/04
Posts: 40
Loc: In Heaven
|
Kanti angithi sebetshilo abanye ukuthi uBongani uyayaxoxe labakwaMthwakazi aphinde atshaye lengoma zakhona. Kungasi Shaya FM ngabe siyamazi na uRamadu? Ngabe iNsingizi siyayazi? Sike sagiya lapha lo Thabo J Nkomo layo Insingizi isike yangena ku Shaya. USilo ke alikaze limuzwe? Kukhanya uBongani is concentrating on abakithi njalo lo Noxolo uza nge "supply and demand". Ofireman labo benza okwabo. Qhubekani siyali sekela!
_________________________
Am I bothered? Do I look bothered?
|
|
Top
|
|
|
|
#31127 - 05/14/06 02:29 PM
Re: Izandla phezulu abafuna ukukhuluma lo TSOTSI LIVE
|
Ndunankulu
  
Registered: 11/21/05
Posts: 677
Loc: Emlindini Wesambane
|
Quote:
Ukhuluma laye nini u Tsotsi lowo mas'ge?mina ngithanda ukubuza ukuthi kanti kungani lithanda abajabulisi base South Afrika?do they really appriaciate us?why dont you interview our own ?it will be gpood to hear you talking to Cont Mhlanga, Phathisa Nyathi, Majee, Mangesto, Dj PIUS AND Nduna, EZra,Kaleb MASUKU, Dorothy masuka, ndolwane boys, the list is infinite lokhu okwabantu beGoli will neva build our Mthwakazi State ngoba we are promoting other states which are already promoted??What was Dj Cleo comment about his show in Bulawayo?he scorned us that saves to show that abandaba lathi?ANGEYISI UMSEBENZI WENU KODWA I THINK ITS LONG OVER DUE WE PROMOTE OURSELVES OTHERWISE SOUTH AFRICAN ART WILL ALWAYS ACLIPSE OURS EVEN THOUGH WE KNOW THAT OUR OWN BROTHERS N SISTERS ARE PART OF THE SOUTH AFRICAN INTERTAINMENT SPINE.INGQOBE IKINI?
Fact baba ngikutshayela ihlombe
Edited by Mahlab'ayithwale (05/14/06 02:30 PM)
_________________________
Sokuyikho Ukukhala Kwejuba !!!!,Sikujwayele !!!
|
|
Top
|
|
|
|
#31131 - 05/15/06 01:46 PM
Re: Izandla phezulu abafuna ukukhuluma lo TSOTSI LIVE
|
Ndunankulu
 
Registered: 05/04/04
Posts: 805
Loc: KwaGodlwayo
|
Yebo siyezwakala isikhalo sabantu njalo siyahlonipheka, kodwa into okumele siyiqaphele yikuthi isizwe asakhiwa ngendlela eyodwa, into eyenziwa nguNoxolo inhle kakhulu ngoba ivele ithathe imiqondo yabantu akade bejabulela ingoma zabetshabi ibaguqule. Okunye okumele sikunanzelele yikuthi iningi labantu bakithi bayaluthokozelela loluhlobo lomculo odlalwa nguNoxolo yikho ngiyazi ukuthi lelo ningi liyakujabulela ukukhuluma lalaba baculi, okwesibili ngiyavuma ukuthi kumele sithuthukise abaculi bakithi, into nje engimangazayo yikuthi umsakazi kudala wafaka isikhangiso sokuthi abafuna ukuba ngoDJ bamthinte, yikho bekungaba kuhle ukuthi abekhona kithi uzokwenza uhlelo oluqondene nabaculi basekhaya. Okunye engikucela kubaculi bakithi yikuthi bakhuphule amasokisi benze njengabaculi abafana noMajaivana, kwesinye isikhathi kuyadanisa ukulalela abaculi bakithi umuntu usuka azibuze ukuthi kanti besekujahweni estudio umuntu engakawupheki kahle umculo wakhe. Abaculi bakithi banekhono, banesiphiwo sokubhala nokucula kodwa kusadingeka ukuthi bakhuphule izinga lokusebenza bafane noma benze ngcono okudlula abaseSA. Ngiyakhumbula ngezikhathi uBhodloza ecela abaculi bezomdabu bakwaZulu ukuthi abakhuphule izinga lomculo wabo, namhlanje uma ulalela abantu abafana noBhekumuzi, Phuzekhemisi, Mfazomnyama etc uyezwa ukuthi amazwi kaBhodloza Nzimande umphephethwa awawelanga phansi.
_________________________
THE RACE IS NOT FOR THE SWIFT NOR THE BATTLE FOR THE STRONG, BUT FOR THOSE WHO ENDURETH.
|
|
Top
|
|
|
|
#31132 - 05/15/06 02:23 PM
Re: Izandla phezulu abafuna ukukhuluma lo TSOTSI LIVE
|
Sakhamuzi
Registered: 10/24/02
Posts: 49
Loc: Tshikhago
|
Umsebenzi owenziwa ngu Noxolo lo Bongz mina ngiyawubuka kakhulu. Nxa ama-artist akithi esithi abhizi, bengani bayambuluza singam'soli uNoxie ngoba mina ngibona kungcono ukukhuluma lomuntu ofunayo kulokuncenga umuntu ongafuniyo. Labo abavumayo abakithi, kuzakhulunywa labo. Ama suggestions are welcome but asiyekeleni ukuphongusola kuphela, sinanzeleleni umsebenzi omuhle oyenziwa ngo DJ bethu ku Shaya
|
|
Top
|
|
|
|
#31133 - 05/15/06 04:49 PM
Re: Izandla phezulu abafuna ukukhuluma lo TSOTSI LIVE
|
Ngqwele
Registered: 02/10/04
Posts: 101
Loc: ENqameni
|
hawu bobaba labomama osesole u Noxolo ngubani?othe akwenzayo ku wrong ngubani?mina i was making a suggestion and if lingabala kahle ukuthi ngitheni lizabona ukuthi kangizange ngeyise kumbe ngisole okwenziwayo.Ukuba nguDj hatshi angikuthakazeleli mina?umculo wemzansi siyawuthanda sonke , okwenziwa ngabaculu bakithi kungabe kubangelwa yikuthi they lack exposure n promotion at the expense of foreign artists.no wonder u Proff Moyo advocated for home grown talent promotion.Do not mince my words lani bo Sdudla angizwa ukuthi lithini mina nxa umuntu engazwisisi kuhle ukubuza ?Noxolo qhubeka ngomsebenzi wakho omuhle owenzayo we support you.All the same the crux of the matter is, lets have one of our own Musicians on air sooner that latter, then we can start talking about our Mthwakazi state...
_________________________
SNYATHI
|
|
Top
|
|
|
|
#31135 - 05/23/06 12:45 AM
Re: Izandla phezulu abafuna ukukhuluma lo TSOTSI LIVE
|
Sikhulu
 
Registered: 12/07/05
Posts: 210
Loc: East London
|
|
|
Top
|
|
|
|
|
|
Shaya FM is currently OFF AIR. Sorry to disrupt your listening. Your favourite radio station will be back on air ASAP!
|
|
|
|
|
|
1
|
2
|
3
|
4
|
|
5
|
6
|
7
|
8
|
9
|
10
|
11
|
|
12
|
13
|
14
|
15
|
16
|
17
|
18
|
|
19
|
20
|
21
|
22
|
23
|
24
|
25
|
|
26
|
27
|
28
|
29
|
|
|
|
|
|