THIS FORUM HAS NOW MOVED TO WWW.INKUNDLA.COM/FORUM.
Links

Inkundla Recent Posts
Who's Online
0 registered (), 7 Guests and 2 Spiders online.
Key: Admin, Global Mod, Mod
Newest Members
Ngwako, flamz, kyotik, nyawana, Manqotshana
2964 Registered Users
Topic Options
Rate This Topic
#31136 - 05/03/06 09:24 PM Kungabe kuyinto enhle na?
Mafrench Offline
Mafikizolo
*

Registered: 10/09/05
Posts: 48
Loc: Chicago,Illinois,USA.
Kungabe kuyinto enhle na ukuthi abantu begender efanayo bathandane?
Gay &Lesbians everywhere
2 choices allowed


Votes accepted starting: 05/03/06 12:00 PM
You must vote before you can view the results of this poll.

Top
#31137 - 05/03/06 09:34 PM Re: Kungabe kuyinto enhle na?
Nomangqika Offline
Ntandokazi
***

Registered: 11/11/05
Posts: 416
Loc: lupane
mina ngihle ngaba ngowokuqala ngoba abantu bazakuya egehena shame asazi so belokhe bedlala bethi bafuna intuba yodede yena uNkulunkulu wadala ubunandi obungaka shuwa abantu ngama lemon shame amunyu futhi
_________________________
Its better to lose a lover than to love a loser. Friends are like shoes. Some are loose and some tight and some fit just right. They help u as u walk.

Top
#31138 - 05/03/06 09:48 PM Re: Kungabe kuyinto enhle na?
MaGae Offline
Sikhulu
*****

Registered: 11/01/05
Posts: 291
Loc: ngungumbane
lami sengivotile
_________________________
//http//:www.GAGIOMHLE ongafuniyo kayekele phela akufoswa muntu. its as simple as that bafethu!!!!!!!!@inkundla.net

Top
#31139 - 05/03/06 11:31 PM Re: Kungabe kuyinto enhle na?
S'timela samalahle Offline
Sakhamuzi

Registered: 12/21/05
Posts: 56
Loc: united kingdom
Hatshi bo!! Singaphambanisi baba, singadingi ama-excuse, asidingi ukuthi size sivote, into embi imbi, UBUTABANE ABUVUNYELWA EMHLABENI LAKOMTHWAKAZI simple.
What if we vote and find that this unblessed activity dominates, will this mean that we will have to allow homosexuality?? I say No! Never! We dont have to get to the stage where we have to vote. HOMOSEXUALITY IS A SIN!!

Ngiqedile

Top
#31140 - 05/03/06 11:36 PM Re: Kungabe kuyinto enhle na?
Mabila Offline
Nkosi
***

Registered: 05/14/04
Posts: 2123
Loc: Ayowa
Uqedile Stimela Samalahle!

This aberrant, creepy and dreadful lifestyle does NOT at all deserve the attention of our votes!

Asivoteleni okunye okungcono!
_________________________
Ask not what Mthwakazi can do for you. Ask what you can do for Mthwakazi.
It is not my responsibility to finish the work, but I have to start it!

Top
#31141 - 05/04/06 12:15 AM Re: Kungabe kuyinto enhle na?
2boy Offline
Mafikizolo
*****

Registered: 04/08/06
Posts: 9
Mabila
Kanti vele ubuze ule opinion yakho?hk hk hk.Uyazi ubutabane bufana nje lendaba leyana eyakeyenzakala ekhaya eSozberi eyezinja zilaliswa labantu kuyavunyelwa khonokhwa?Ubutabane is unacceptable njengendaba yezinja leyana hk hk.Lobuloyi buze kubengcono hk hk nxa buvunyelwa hk.

Top
#31142 - 05/04/06 12:58 AM Re: Kungabe kuyinto enhle na?
gwesela Offline
Ngqwele

Registered: 07/01/03
Posts: 137
Loc: emaguswini amnyama
with all due respect umbuzo wakho awulangqondo, ubungela ubungela eminye imibuzo yini?
_________________________
sagqibel´amadibha senziwani!!!!!

Top
#31143 - 05/04/06 12:59 AM Re: Kungabe kuyinto enhle na?
gwesela Offline
Ngqwele

Registered: 07/01/03
Posts: 137
Loc: emaguswini amnyama
ANGIVOTI MANYALA MINA
_________________________
sagqibel´amadibha senziwani!!!!!

Top
#31144 - 05/04/06 01:37 AM Re: Kungabe kuyinto enhle na?
Khehla Offline
Mafikizolo

Registered: 05/01/06
Posts: 12
Loc: Ko- Godlwayo
Mthwakazi kaNdaba, indaba yobutabane la ngamanyala kwakungekho lokhu sisakhula thina okhehla, awubheke kambe abantu bengenza into engiziwa zinyamazane sengitsho kanye lezinanakazana azikwenzi lokhu .NGAMANYALA
_________________________
No goal is too high lf we climb with care and confidence !!!!

Top
#31145 - 05/04/06 03:15 AM Re: Kungabe kuyinto enhle na?
Sbu Offline
Mafikizolo

Registered: 04/20/06
Posts: 7
Loc: RSA
Mina ngikubona kungalungile lokho but umuntu lomuntu uyazikhethela impilo yakhe ngaphandle kokuinfluweswa ngabanye,njalo wonke umuntu unombono wakhe angayosho kuphi noma yinini.Good idea shambula phela labafazi asisabatholi ngenxa yezitabane.Ngizoshiya lale ichinese proverb:One who asks a question is a fool for five minutes; one who does not ask a question remains a fool forever.
How is one to live a moral and compassionate existence when one is fully aware of the blood, the horror inherent in life, when one finds darkness not only in one's culture but within oneself? If there is a stage at which an individual life becomes truly adult, it must be when one grasps the irony in its unfolding and accepts responsibility for a life lived in the midst of such paradox. One must live in the middle of contradiction, because if all contradiction were eliminated at once life would collapse. There are simply no answers to some of the great pressing questions. You continue to live them out, making your life a worthy expression of leaning into the light.

Top
#31146 - 05/04/06 01:35 PM Re: Kungabe kuyinto enhle na?
Makhelwana Offline
Ngqwele

Registered: 01/11/06
Posts: 156
Loc: Ebunandini
Kanti lifuna sizesenzeni ukuze lizwe ukuthi ubutabane yibunja.

Yizigiqathuvi lezi angilawo amanye amagama.
_________________________
The basic tenet of black consciousness is that the black man must reject all value systems that seek to make him a foreigner in the country of his birth and reduce his basic human dignity.

Top
#31147 - 05/04/06 03:32 PM Re: Kungabe kuyinto enhle na?
Mangethe Offline
Ngqwele

Registered: 08/26/05
Posts: 195
Loc: Bulawayo
UNoxolo usefakazile ngalobu bunandi esibuzwayo lezi zitabane
ezingabuzwayo. Batsheleni ukuthi bayakhutheka lababantu.

Top
#31148 - 05/04/06 09:36 PM Re: Kungabe kuyinto enhle na?
Mahlab'ayithwale Offline
Ndunankulu
****

Registered: 11/21/05
Posts: 677
Loc: Emlindini Wesambane
Quote:

This aberrant, creepy and dreadful lifestyle does NOT at all deserve the attention of our votes!




Uqedile mtakababa Mabila,mina as i have said before,i will not waste my time giving attention to this sick act,kangisoze ngivote mina mfowethu.

Phansi lazo izitabane


Edited by Mahlab'ayithwale (05/05/06 09:48 PM)
_________________________
Sokuyikho Ukukhala Kwejuba !!!!,Sikujwayele !!!

Top
#34153 - 06/23/07 02:20 PM Re: Kungabe kuyinto enhle na? [Re: Mafrench]
masinoeng Offline
Mafikizolo

Registered: 06/22/07
Posts: 3
Loc: Bulawayo,Zimbabwe
yinto enyanyisayo leyo udlulwa ngo bob its the only thing that is bad ayibonayo ukuthi its bad njalo uqinisile (am not suporting him)

Top
#34161 - 06/24/07 04:12 PM Re: Kungabe kuyinto enhle na? [Re: masinoeng]
mathimula Offline
Ngqwele

Registered: 04/28/03
Posts: 132
Loc: canada
Manje njengoba kusenyanyeka kangaka. Sithini ngabo labo ababona kufanelekile njalo kulilungelo labo ukulalana bona bengamadoda wodwa kumbe omama.

Baqunywe kumbe bafakwe isagila bafundiswe umthetho.

Top
#34196 - 06/26/07 03:48 PM Re: Kungabe kuyinto enhle na? [Re: mathimula]
MaJamela Offline
Ngqwele
*****

Registered: 10/04/05
Posts: 145
Loc: Emaguswini
Baswela uJesu! Kumele bafakelwe imithandazo.
_________________________
I'm not African, I'm from Bulawayo. Learn the difference!

Top
#34218 - 06/27/07 12:53 PM Re: Kungabe kuyinto enhle na? [Re: S'timela samalahle]
Ndodenhle Offline
Mafikizolo

Registered: 05/17/07
Posts: 11
Loc: Bulawayo, Zimbabwe

Top
#34255 - 06/29/07 08:06 AM Re: Kungabe kuyinto enhle na? [Re: Ndodenhle]
Dokotela Offline
Nkosi
***

Registered: 05/11/04
Posts: 1298
Loc: Emkhathini
Ngeke! Kuvela ngaphi ukuthi kubekhona umuntu olesifutha sokuthi kube lenye indoda iyabe imnyaliza, imnyoba kuntuba yodede? Yiliphi ijaha elilokotha ukuthi lihlokoze intuba yodede kuze kuthi kuye, inhlanyelo iphume? Hatshi bo, inhlanyelo kumele iye esivandeni njalo isivande silungele khonokho, hatshi entubeni yokaka.

Engabe eyithethe ngaphi ipipi, udade ofuna ukushada lenye intokazi? Zixhumana njani izitho zangasese zesifazi?

Amanyala!
_________________________
Strength of attitude becomes strength of character.

Top
#34260 - 06/29/07 12:37 PM Re: Kungabe kuyinto enhle na? [Re: Dokotela]
omnyama Offline
Sakhamuzi

Registered: 06/21/07
Posts: 97
Loc: banana republic
Bafowethu labodade,
Kukhanya ubunengi lapha luyenyanya sibili izinto zobuthabane kumbe ingotshane ! Lami givumelana lani!

Kodwa uma singazibuza ukuthi kungani singazithakazeleli lezizinto, izizatho kungathi kazila sisekelo! Kufana nje lomuntu othanda utshwala omunye athi kathandi ukunatha, omunye adle amacimbi omunye athi ngeke! Shouldn't issues like sexual orientation or morality in general be decided by something which is more than just what seems to amount to mere personal preference/taste? This worries me quite a bit! Think about the consequencies:

uMga(xa)be laboHitler bangenza intando yabo kwabanye abantu ngoba kuyikuthanda nje kwabo! uNingi(Majority) can oppress you simply because they are the majority! How do we decide that something is wrong? Should we not have an absolute standard, that says YOU CANNOT OPPRESS ANOTHER HUMAN BEING, kumbe imikhuba yengotshane kayilunganga, kayingenziwa!

Personal preference is useless in deciding what is right and what is wrong. All personal preferences are equivalent. Tradition is hopeless too, traditions change over time.

Ukuze sakhe uMthwakazi, isizwe esiqinileyo kufanele sibe lezisekelo ezinganyikinyekiyo, imicabango ejulileyo ngempilo!


Licabangani Mthwakazi?

Top
#38668 - 06/19/08 01:43 PM Imbokodo nesiNtu [Re: Mafrench]
Skhotha Offline
Ngqwele

Registered: 01/16/08
Posts: 121
Loc: Empangeni
Nina enathi nivela nasenibakhulu, ngicela uvo lwenu ngodaba lomame.
Asisekho isikhathi sokhuthi luthiwe omama abasale emakhaya bebheke izingane. Izinto kufanele zishintshe ngoba nomhlaba uyajika-jika. Okungiphatha kabi ngukuthi thina bantu siyaluthanda usikompilo lwethu kodwa asithandi ukilibukisisa. Angicacise umbono wami.
Angazi ngakini ukuthi kunjani kodwa ngapha ngakithi isithembu asinankinga. Kunabafowethu abalungiselela ukuthatha abafazi besibili maduzane. Omama bakwabo bafundile basebasha ngoba bobabili abakawuhlanganisi ngisho neminyaka engama30.
Njengomnumuzane, umkami uyangihlonipha kodwa nami noma ngimhlonipha kunezindawo lapha ngibuye ngizibuze ukuthi ngabe ungumlingani wami noma uyingane yami? Uke uthole ukuthi uma sihamba naye, nezinto ezibhekene naye zike zibuzwe kimi. Sathi silungisa umuzi wethu umakhi ngangimutshenile ukuthi okushiwo ngumkami kuyikhona kodwa still wayehlala engifonela ngi 300km kude naye engibuza ukuthi umpompi(tap) kufanele awufake kuliphi igumbi. Ekubeni umkami umbona khona ekhaya zonke izinsuku!

Umbuzo wami uthi ikuphi indawo yomame kuMthwakazi?

uMthwakazi ubhekene nenselela yokuthi kufanele ukuthi uzalwe kabusha usugijima. Sizobe singekho isikhathi sokufunda ukuhlala, ukukhasa ngamadolo bese kuyahanjwa! Kufanele niphinde okwenzeka ekuqaleni kwesizwe senu. Nisukume nibeyisizwe esiphelele esiziqenyayo esingeke sibanjwe ngesandla ngamakhehla agangile kuhle kwengane engazi lutho.
Uma nisazothi omama bazokhululwa emva kwenkululeko yesizwe, ngiyanizwela!
_________________________
iTshel'ncane likaNjinfaya kaMashiyak'khalwa kaNogwaja omhlengemlenze!

Top
#38691 - 06/20/08 09:15 AM Re: Kungabe kuyinto enhle na? [Re: Dokotela]
lulu Offline
Mafikizolo

Registered: 04/16/08
Posts: 6
Loc: southafrica
I m saying ubutabane is demonic. it will never be voted as the option

Top
#40180 - 09/18/08 02:42 PM Re: Kungabe kuyinto enhle na? [Re: MaJamela]
Nqina_Dlamini Offline
Mafikizolo

Registered: 02/07/08
Posts: 18
Loc: RSA, Gauteng, Centurion
Ngokwazi kwami abaningi abangama-gay, abazikhethalanga ukuba njalo.
Bazalwe benjalo. Ngalokho kunzima ukuthi bashintse ububona.

Top
#40184 - 09/18/08 03:06 PM Re: Kungabe kuyinto enhle na? [Re: Nqina_Dlamini]
mpumelelo101 Offline
Ngqwele
*

Registered: 06/14/08
Posts: 173
Loc: durban, south africa.
christians who are mad about homosexuality should have a reality check!! they claim the bible doesn't allow it, but what about fornicators, adulturers, lies, rapists, liers, thieves, pervets, peodophiles who make up 99% of the congregation.
whilst i think being gay is more of mental/phychological and not natural i certainly believe it is a sexual lifestyle just like fornication, masturbation, incest, adultery and society shouldn't dictact it!
_________________________
those who don't use their freedom to fight for their freedom will lose their freedom!!

Top
#40186 - 09/18/08 03:17 PM Re: Kungabe kuyinto enhle na? [Re: Nqina_Dlamini]
Kirth_Dube Offline
Sakhamuzi

Registered: 05/21/08
Posts: 77
Loc: UK
Sengakengathi nxa ngifunda enye incwadi ngakengahlangana letopic eyayithi khona esikhathini esinengi umuntu ozonda amagay kumbe abesimame abalala bonke kumbe oba lepersonal hatred kubolabantu means ukuthi yenamselufu is probably denying lobubulima.

Ngingazi kekhonapho kwabalolwazi ukuthi bona bathini?
Exploring this subjet topic even further using this example; if one looks at indoda hlezi icabangela ukuthi umfazi wayo engabe uwula lamanye amadoda, uzathola ukuthi esikhathini esinengi kuyona lendoda elenyatsi ngaphandle. Interestingly kubanjalo esikhathini esinengi.
Kuloludaba lwamaHomo lona lunzima njengoba abanye bathi kuyinto ebiological njalo abanye kuyangokuthanda ukuexperimenta kwabo kumacultures ezizweni yikho okusuka kuxhake khona kungasazakali ukuthi okuliqiniso yikuphi.
Ngizengikhumbule elinye ijaha lakithi elaseliziphethele ikhiwa lenkosi khonala konatshalisi. Ngemva kwesikhatshana bezitshayela iwindow shoping bahlangana lomntwana kalosisi kuHigh street bezwa ebahlangabeza ngelokuthi hiy dad! ezijabulele ezulazula lejaha lakhe, laye wabhonga kancane ethi hallo son! kuthiwa wahlanza ubhudi wakithi ngalesi silingo ngoba wayethi ulentombi kanti ubelokhu ekisana elala lendoda eyazenza isex change yena ethi ulencaza yakhe yegoba.
Lapha kusibonisa ukuthi njengoba lusisi ndoda wayengena engutsheni lalelijaha, was this sisi ndoda asking ukuthi benze njengenjayelo kumbe wayesuthisa ubuGAY bakhe kuphela njalo lalobhudi elandela nje! Again you will discover ukuthi nxa this sorry soul wejaha sewezwa ukuthi kunjani emuva, will he not experiment it again at his own will? thus him becoming gay also.

KUBI NGAPHANDLE LA.


Edited by Udabakaluthethwa (09/18/08 03:35 PM)
_________________________
Too bad that all the people who really know how to run the country are busy driving taxi cabs and cutting hair.(George Burns)



Top
#40188 - 09/18/08 03:43 PM Re: Kungabe kuyinto enhle na? [Re: Kirth_Dube]
Nqina_Dlamini Offline
Mafikizolo

Registered: 02/07/08
Posts: 18
Loc: RSA, Gauteng, Centurion
Mina angazi ukuthi babangiswani lababantu.
Uma bengakuhlukumezi wena, ungenanganaphi ezintweni zabanye abantu.

Top
#40203 - 09/19/08 03:45 PM Re: Kungabe kuyinto enhle na? [Re: Nqina_Dlamini]
Manyathela Offline
Mafikizolo

Registered: 12/05/07
Posts: 37
Loc: Zim-Parliament
ekuthini bengaba lendonsela embhi ebantwaneni bethu!

Top
#40204 - 09/19/08 04:25 PM Re: Kungabe kuyinto enhle na? [Re: Manyathela]
malesi Offline
Mafikizolo

Registered: 08/04/07
Posts: 15
Loc: KwaMhlabuyalingana
intwe imbi akujiki, its dirty and its evil ukubagay.Yisifo esidinga imithandazo baphi oWelli bathandazele lobu bubi!!?
_________________________
Ncethe Mkhahlamba,Intanda kubukwa njenge Sakabuka owajahwa ngabafana bethi kuseyiphuphu,Undaba kayizekeki,Inkwenkwezi yombane.

Top
#40207 - 09/20/08 10:31 AM Re: Kungabe kuyinto enhle na? [Re: mpumelelo101]
dubelamadube Offline
Mafikizolo

Registered: 08/31/08
Posts: 21
Loc: gibixhegu
 Originally Posted By: mpumelelo101
christians who are mad about homosexuality should have a reality check!! they claim the bible doesn't allow it, but what about fornicators, adulturers, lies, rapists, liers, thieves, pervets, peodophiles who make up 99% of the congregation.
whilst i think being gay is more of mental/phychological and not natural i certainly believe it is a sexual lifestyle just like fornication, masturbation, incest, adultery and society shouldn't dictact it!

batshele o malesi nabo welly! its a matter of individual rights not religious/cultural dogmar.
was king shaka gay? how come he wasn't married-with-children when he had access to the nice zulu virgin girls !
_________________________
topela tobona

Top
#40208 - 09/20/08 12:49 PM Re: Kungabe kuyinto enhle na? [Re: dubelamadube]
Skhotha Offline
Ngqwele

Registered: 01/16/08
Posts: 121
Loc: Empangeni
Sanibonani bafowethu nodade. Angithembe ukuthi nisaphila nonke noma thina sibbuqwabhuqwa ngumkhuhlane emakhazeni kwelikaGwabeni.
Dube elimthende, angazi noma inkosi uShaka kaSenzangakhona wayengqingili kodwa into ekhulunywayo ngakithi kwaZulu wukuthi iLembe lalinenkolelo yokuthi umalizala izingane liyobe lizala izimbangi. Lokhu ingoba izingane zakhe, ezesilisa kakhulu, kwakuzohamba isikhathi bese zilangazelela isikhundla sakhe sobukhosi. Uma ubheka wayengahlanyi ngoba nakhu wabulawa ngabafowabo ngenxa yobukhosi!
Kuyinto eyaziwayo ukuthi amaRoma namaGreek namaJuda imbala kade aqala ukubhala ngezenzo zezitabane emlandweni awo, kodwa thina maZulu angikhumbuli silandisa ngezigameko zobutabane. Angiphiki ukuthi kuyinto ekhona ukulalana kwabantu besilili esifanayo kodwa akugqanyiswa kakhulu emlandweni. Into engicasulayo yilento yabelungu yokuthi "because there were all these muscular warriors running around in loin-cloths there is noway that homosexuality did not occur". How presumptious can you be? If nakedness is all you know why would it sexually arouse you because it is the norm?
Ngivale ngokuthi nginabo emangani abathandana nabantu abanobulili obufanayo futhi bangabantu abajwayelekile njengawonke umuntu. Ngiyakholwa futhi ukuthi abatsaki nabo benza okuphakathi kwezinhliziyo zabo.
_________________________
iTshel'ncane likaNjinfaya kaMashiyak'khalwa kaNogwaja omhlengemlenze!

Top
#40240 - 09/22/08 01:05 PM Re: Kungabe kuyinto enhle na? [Re: Skhotha]
Mbezothuli Offline
Mafikizolo

Registered: 06/12/08
Posts: 40
Loc: Esantini
Ngiyathuthumela zihlobo ma ngizwa likhuluma kanje. Nganginjengani lami. Ngantshintswa ngoba lindaba yangena emdenini yasibheka emehlweni sizithembile. Akulula. Kelitsho bandla- Ungathini uma wena ngokwakho ungabona unephew wakho omaziyo , owamondlayo, omthandayo, ongasisikliwi kumbe umuntu omubi eza kuwe ekutshela ukuthi 'babakazi ngilalento, sengilwe layo kwehlula, singidisayide ukuphila layo'. Likhulume iqiniso bandla kungabe yindodana yakho, eyomnewenu hatshi umuntu ongamazi nje. And what if the guy is partcicularly a very good person. Ibanjwa kanjani indaba enjalo?

Top
#40241 - 09/22/08 01:28 PM Re: Kungabe kuyinto enhle na? [Re: Mbezothuli]
mpumelelo101 Offline
Ngqwele
*

Registered: 06/14/08
Posts: 173
Loc: durban, south africa.
i believe kune mithi yesintu ongamnika yona ibalanse ama-hormones akhe at the same time ilungise amehlo akhe ayeke ukuhalela abantu bobulili obufana nobakhe!! just like you can delay ukungena esikhathini kwentombazana encane ngokumnathisa imithi yesintu, you can also use imithi to control the sexual urges of youngsters or to redirect misdirected sexual tendensies!!!
_________________________
those who don't use their freedom to fight for their freedom will lose their freedom!!

Top
#40249 - 09/22/08 04:06 PM Re: Kungabe kuyinto enhle na? [Re: Nqina_Dlamini]
mg_d Offline
Ngqwele

Registered: 07/30/08
Posts: 156
Loc: south africa
ababangiswa lutho lababantu its only that into abayenzayo ayijwayeleki nje.mfethu ngeke uthi uyindoda uyelala leyinye indoda yihlazo lento,mina bro angiyijwayeli lento but i see it almost everyday maybe its because wedon`t know much about them okunye sekwaba yifashion ukwenza lento mina ngi grand with my women baba. lebhayibheli liyatsho ukuthi unkulunkulu wadala uadam uthe nxa ebona ukuthi uphethwe yisizungu wamlalisa ubuthongo obumnandi wasekhipha ubambo olulodwa wamenzela umsizi wakhe owesifazana ongu eva.
_________________________
KEZI MAPHISA MAPHANENI KULA OZONGITHOLA KHONA.

Top
#40253 - 09/22/08 05:23 PM Re: Kungabe kuyinto enhle na? [Re: mg_d]
Nqina_Dlamini Offline
Mafikizolo

Registered: 02/07/08
Posts: 18
Loc: RSA, Gauteng, Centurion
Skhotha
Ingabe wuwelo. Ubaleke ngale kwi-isiZulu.net.

Top
#40257 - 09/22/08 06:41 PM Re: Kungabe kuyinto enhle na? [Re: Nqina_Dlamini]
Skhotha Offline
Ngqwele

Registered: 01/16/08
Posts: 121
Loc: Empangeni
Malandela,

Bathi olova ngakithi, "yimi kay'1"
_________________________
iTshel'ncane likaNjinfaya kaMashiyak'khalwa kaNogwaja omhlengemlenze!

Top
#40268 - 09/22/08 10:16 PM Re: Kungabe kuyinto enhle na? [Re: Skhotha]
makhokhoba Offline
Sakhamuzi

Registered: 04/14/08
Posts: 64
Loc: Old location
When god created Eve he never said she was gonner be Steve. Liyadlala lina

Top
#40269 - 09/22/08 10:29 PM Re: Kungabe kuyinto enhle na? [Re: makhokhoba]
makhokhoba Offline
Sakhamuzi

Registered: 04/14/08
Posts: 64
Loc: Old location
Ubunqingili abuvunyelwa even nasebhayibhilini. Unkulunkulu said zalanani nande ningcwalise umhlaba. How are they going to fullfill umbhalo uma abafazi or amadoda ekhwelana.

Top
#40274 - 09/23/08 07:13 AM Re: Kungabe kuyinto enhle na? [Re: makhokhoba]
okaMabhedla Offline
Sakhamuzi

Registered: 06/18/08
Posts: 59
Loc: Nkandla, RSA
mina as long as they are not on my way i have no problem with it.

on the other hand god says sizalane siyande but look at the world population today? people are dying due to hunger and few resources to survive on hence if these people bekwelana, they are somehow preventing and reducing and eliminating more hunger and suffering and who knows, maybe its the lord's way of preventing more suffering onto his human nature!!
_________________________
am here in life to set my own milestone thru the guidance of amadlozi naboKhokho bakwethu for a better future engela kuncindezelwa.

Top
#40379 - 09/30/08 10:46 AM Re: Kungabe kuyinto enhle na? [Re: okaMabhedla]
mashwabada Offline
Mafikizolo

Registered: 08/07/08
Posts: 28
Loc: tembisa
lababantu nje kuphela bafuna ukuvalelwa eholweni bafakwe isamboko kuphume lelidimoni ligijima, klaar.
_________________________
shwabada Mashwabada kaMbome noNgili, izinyane lenkanyamb' okwasa belizingela kwashon' ilanga belalusile.

Top
#40380 - 09/30/08 04:01 PM Re: Kungabe kuyinto enhle na? [Re: mpumelelo101]
malesi Offline
Mafikizolo

Registered: 08/04/07
Posts: 15
Loc: KwaMhlabuyalingana

In response to:
Poster: mpumelelo101
Subject: Re: Kungabe kuyinto enhle na?

i believe kune mithi yesintu ongamnika yona ibalanse ama-hormones akhe at the same time ilungise amehlo akhe ayeke ukuhalela abantu bobulili obufana nobakhe!! just like you can delay ukungena esikhathini kwentombazana encane ngokumnathisa imithi yesintu, you can also use imithi to control the sexual urges of youngsters or to redirect misdirected sexual tendensies!!!


Mpume mntaka baba uma ungasthola lesoshlahla singenza imali, as the same time selaphe lezi nswelaboya ezingazazi.Ngensuku zami ngisase University,ngike ngasthela induku safinya igazi sizama ungishela istabane. Bezithi mazimbona zibaleke obelly bottom bagcwale umoya!!!.
_________________________
Ncethe Mkhahlamba,Intanda kubukwa njenge Sakabuka owajahwa ngabafana bethi kuseyiphuphu,Undaba kayizekeki,Inkwenkwezi yombane.

Top
#40381 - 09/30/08 07:47 PM Re: Kungabe kuyinto enhle na? [Re: malesi]
MTHIMBALI Offline
Ngqwele
*****

Registered: 03/26/04
Posts: 118
Loc: ENGLAND
manene lamanenekazi
owami umbuzo yikuthi kuliqiniso ngeqiniso ukuthi kulabantu abazalwa beyizitabane na?,nxa bekhona kungayisikho ukuthi bayenzenzela hayi ngithi abaziphilele as long bengahluphani lami.kodwa nxa kuyikuthi abazalwanga njalo hayi asibatheleni imvubu kuze kuyevalwa.



loze lidliwe nini iqhude?

Top


Moderator:  Jakalas 
ShayaFM
Shaya FM is currently OFF AIR. Sorry to disrupt your listening. Your favourite radio station will be back on air ASAP!
New Topics
May
Su M Tu W Th F Sa
1 2 3 4 5
6 7 8 9 10 11 12
13 14 15 16 17 18 19
20 21 22 23 24 25 26
27 28 29 30 31
Top Posters
Mabila 2123
Zwangendaba 1391
Dokotela 1298
Lobengula 1077
BhudiMathawuzeni 810