|
0 registered (),
7
Guests and
2
Spiders online. |
|
Key:
Admin,
Global Mod,
Mod
|
|
|
#31309 - 05/13/06 11:41 PM
Re: Umnculo wezizweni
|
Ngqwele
Registered: 10/14/03
Posts: 126
Loc: Emlageni, eShamba
|
Caca Shambula ukuthi yimuphi umculo okumele udlalwe ongaqhubekisila phambili ulimi olukhulunywa kwelakithi.Yebo ziningi izilimi kwelika Mthwakazi, nxa ekhona amaculo aqhubekisela phambili lezo zilimi yebo kufanele adlalwe kodwa iSiNdebele sincike kakhulu ezilimini zaseSA unless kukhona iphuzu ofuna ukuliphakamisa elinganakwa ngabahleli bezinhlelo. Phela amanye amaculo acelwa ngabalaleli,sekumele manje ngincishwe ingoma yami engiyithanda kakhulu ethi 'sekusele kancane' ekamfoka Molo umfo waseMaphumulo uBhekumuzi ngenxa 80% content policy, kumbe ngingezwa uLinton Kwesi Jones ngoLwezine ngenxa ye 80% content policy. Ngingaba nenkinga nxa sengizwa oChimbetu sekuyibo ababusayo la ekhaya, ngingavele ngithengise okuyi kompiyuthanyana kwakhona lokho ukungihlabelela isitshabi. Caca ukuthi kahlehle inkinga yakho ikuphi usho nezifiso zakho ngithemba zamkelekile yinoma nini kubasakazi bodumo, ngeke uhlinzelwe ezibini!
_________________________
yiShangani elimnyama bhuqe leli,uMabonwabulawe! uzothi wena likhuza izulu kanti phinde ushaye phansi,liyazensisa.
|
|
Top
|
|
|
|
#31315 - 05/16/06 08:49 PM
Re: Umnculo wezizweni
|
Mafikizolo
Registered: 04/08/06
Posts: 32
|
hawu kanti ushambula sefuna kudlalwe isishona yini kushaya fm. hk hk Shuwa uMacheso uzathi etshaya ingoma ethatha ihour lonke kutsho ukuthi thina abanye esithanda ukugida uhle udinwe ngengoma eyodwa ulokhu utshaya isikokotsha hk hk. Mina ngithi phambili ngomculo wezansi ngoba yikho umthwakazi adabuka khona. Umculo wasekhaya lawo uyadlalwa hanti sibezwa nsukuzonke omajaivana nampo labodj Tuts laboThabo Nkomo sibezwa nsuku zonke kushaya fm.
|
|
Top
|
|
|
|
#31317 - 05/17/06 01:26 AM
Re: Umnculo wezizweni
|
Sikhulu
   
Registered: 11/01/05
Posts: 291
Loc: ngungumbane
|
|
|
Top
|
|
|
|
#31323 - 05/17/06 01:15 PM
Re: Umnculo wezizweni
|
Nkosi
 
Registered: 05/11/04
Posts: 1298
Loc: Emkhathini
|
Uyabona Shambula, ekukhuleni kwethu besilalela imculo yase khaya lase goli. Ngomumo wezinto manj' akwenzi ukuthi kungavela imculo ephuma ekhaya kuphela. Nxa ungumuntu ololwazi ngesimo selizwe kumele kube sobala lokho, njalo kube mhlophe kuwe ukuthi abaculi bakithi kwelika Mthwakazi labo bangabantu abancindezelwayo yimkhubo kamongameli. Yikho ubona bengabanengi njenga besitshabi. ODJ baka Shaya FM bayayishaya imiculo yasekhaya kakhulu, njalo, ulakho ukwenza isicelo ukuthi bakuqhunsele umculo ow'thandayo. Inkinga yakho ingaphi? Caca. Abaculi bethu siyaba sapota, ngazo zonke indlela.
|
|
Top
|
|
|
|
#31324 - 05/17/06 01:17 PM
Re: Umnculo wezizweni
|
Sikhulu
   
Registered: 11/01/05
Posts: 291
Loc: ngungumbane
|
|
|
Top
|
|
|
|
#31326 - 05/17/06 10:17 PM
Re: Umnculo wezizweni
|
Mafikizolo
Registered: 10/09/05
Posts: 48
Loc: Chicago,Illinois,USA.
|
|
|
Top
|
|
|
|
|
|
Shaya FM is currently OFF AIR. Sorry to disrupt your listening. Your favourite radio station will be back on air ASAP!
|
|
|
|
|
1
|
2
|
3
|
4
|
5
|
|
6
|
7
|
8
|
9
|
10
|
11
|
12
|
|
13
|
14
|
15
|
16
|
17
|
18
|
19
|
|
20
|
21
|
22
|
23
|
24
|
25
|
26
|
|
27
|
28
|
29
|
30
|
31
|
|
|
|
|