Ma uSandra evakashela
Inkundla, bekungabakuhle ukuthi asichasisele ukuthi yini inkinga kubaculi bakwaMthwakazi, esisenza bacule ngesiShona, kodwa abesiShoneni bengaculi ngesiNdebele?
Abazi ngcono emphakathini, mhlawumbe labo bangasichasisela. Liyazi umculo awubandlululi ngolimi. Uma umnandi, akudingeki ukuthi umuntu owulalelayo, aze akwazi ukuthi bathini. Nanku u Oliver Mtukudzi lesiShona sakhe, seka thengisa amaCD akhe lapha eMzansi, kodwa akekho osizwayo, isiShona sakhe lesi acula ngaso. Ma befika lapha eMzansi bayakwazi ukuhlanganyela nabo RingoMadlingozi,nabo Thandiswa Mazwayi kuBongo Maffin, ekuculeni, kodwa ekhaya hatshi kuyehlula, kuculwa ngesiShona kuphela.
As Shakespear once remarked in one of his works, "if music be the food of love, play on". Lokhu kuqinisekisa ukuthi umculo, is a universal language, akudingeki ukuthi umuntu aze alwazi ulimi okuculwa ngalo, ngaphambi kokuthi abuzwe ubumnandi bomculo lowo.
My gut feel tells me that, inkinga yabaculi bakithi its either:
1.Yi tribalism yabantu besiShoneni, ebatshela ukuthi ngeke bemukele imusic eculwa ngesiNdebele, yikho oSandra nabanye bafuna iMARKET yokudayisa iCDs zabo, ukuze baphile; or
2.Abaculi besiNdebeleni abanayo iQUALITY kumculo wabo,engenza, losizondayo isiNdebele nomakanjani, anyikinye ikhanda, alunywe umzimba ngobumnandi!!!
Kanti oFanyana Dube,nabo Majayivana nabanye in the 80s bebephumelela kanjani, osekuhlula abanamhlanje.Njengoba isiNdebele kululimi olujwayekile lapha emzansi, kufanele ngabe badayisa amaCDs edlula abo Mtukudzi? For umuntu ocula ngesiNdebele the Market is huge in Southern Africa.
Ngicela uMthwakazi azwakale lapha eMzansi; oNyathi, oSandra, oCont Mhlanga likuphi bantu basekhaya. Spread the word, spread the language, spread the Mthwakazi culture, be VISIBLE!!!!!!
Kungizwisa ubuhlungu ukuthi kulizwe elasungulu okhokho bethu, ngisho uMzansi ngempela, makuthiwa kukhulunywa nge Zimbabwe, be it Music, Movies, Professionals etc sibona abesiShoneni. Yikho abanye abantu baseMzansi (not all of them), owing to their Bantu education that denied them knowledge of African history, besiphika ngoba bengazi lutho ngembali ka Shaka, uMzilikazi no Lobengula.
Abanye basuke bamangale bathi, "Ah! besingazi ukuthi lase Zimbabwe liyakhuluma", ngoba iningi labo licabanga ukuthi yisiShona kuphela.
Kesivusele ezakudala, sibe ngo "PHUNYUKA BEMPHETE!" - oka Mandoza, owaduma ngo "NKALAKATHA!!!". Kwakulahlwi'mlenze,kumnandi ziduma phansi na phezulu, abelungu bejayiva bengezwa nokuthi uthini uMandoza.
Yikho ngithi ZWAKALA MTHWAKAZI, DON'T WISPER IN THE DEEP!!!! (Ray Phiri and Stimela)