THIS FORUM HAS NOW MOVED TO WWW.INKUNDLA.COM/FORUM.
Links

Inkundla Recent Posts
Who's Online
0 registered (), 7 Guests and 2 Spiders online.
Key: Admin, Global Mod, Mod
Newest Members
Ngwako, flamz, kyotik, nyawana, Manqotshana
2964 Registered Users
Topic Options
Rate This Topic
#32670 - 10/25/06 01:33 AM Ikhisimusi
Gumede Offline
Sikhulu
***

Registered: 12/07/05
Posts: 210
Loc: East London
Bakwethu ukhisimusi nango usesondele emnyango. Ngilethemba sonke siyawuthokozelela incibijane lapho esibona khona uzulu wonke ebuthana ngemideni yakwabo kudliwa izibiliboco phela. ake sazisaneni ukuthi lunyaka yisiphi esakho isidlo ozimisele ukuthi usipheke ngokhisimusi kanye lepudingi phela.

Bengicela omunye nomunye alobe eyakhe irecipi ozaphuma phambili uzathola uklomelo.lapho amajudge ayabe ehlangene khona esethula amagama abo. Ikakhulu lapha kucelwa abakwazi ukupheka ukudla kwesintu hayi okwabelungu. njalo kucelekala irecipi yokudla kwesintu.
_________________________
Ubukhosi ngamazolo.

Top
#32677 - 10/25/06 04:52 PM Re: Ikhisimusi [Re: Gumede]
Mabila Offline
Nkosi
***

Registered: 05/14/04
Posts: 2123
Loc: Ayowa
Sicela uSgero eze le shrimp catteori on lusu and mngqutshu!
_________________________
Ask not what Mthwakazi can do for you. Ask what you can do for Mthwakazi.
It is not my responsibility to finish the work, but I have to start it!

Top
#32700 - 10/30/06 12:11 PM Re: Ikhisimusi [Re: Mabila]
Gumede Offline
Sikhulu
***

Registered: 12/07/05
Posts: 210
Loc: East London
Mhlobo wami nanku ukudla okumele ukudle kulo ukhisimusi ozayo: vuka ekuseni wenze amaqebelengwana, njalo uthole umkhemeswane emibili evuthiwe ukuze wenze ijuice yawo. pheka iphapho ulihlanganise nesibindi kanye lamathumbu. ubusuwosa amacimbi amanzi ngoba yiwo anomsoci, wona uzawadla kube yibrai yakho.

Ubusuthola uxakuxaku yilo oluzakwenza ukuthi lwehlise okudlile. sikhumbule phela ukuthi singafaki usawudo umnengi uma sipheka.
_________________________
Ubukhosi ngamazolo.

Top
#32722 - 11/03/06 01:51 PM Re: Ikhisimusi [Re: Gumede]
Dokotela Offline
Nkosi
***

Registered: 05/11/04
Posts: 1298
Loc: Emkhathini
Mina nansi iresiphi yami

Okufunekayo

- 2 Cans Red Bull
- 1 Strethi Brandy (Ikakhulu i Viceroy)
- Ice blocks

Ukwenziwa Kwakhona

- Hlanganisa konke okufunekayo, ayisi bunandi lobo.

Ayisiyo njabulo leyo. Ikakhulu namhla njengoba kuyi frayazi, kuyabe kule signetsha yami kuwo wonke ama klabhu, lama spoti, laku strip tease, ngizabe ngibhizi ngihloma imali kuphenti yomgidi, akulalwa. Ngisuka lapho ngiyaya ukuyo khenya, istofu esibhizi.

Yiyo iresiphi yami leyo.
_________________________
Strength of attitude becomes strength of character.

Top


Moderator:  Jakalas 
ShayaFM
Shaya FM is currently OFF AIR. Sorry to disrupt your listening. Your favourite radio station will be back on air ASAP!
New Topics
May
Su M Tu W Th F Sa
1 2 3 4 5
6 7 8 9 10 11 12
13 14 15 16 17 18 19
20 21 22 23 24 25 26
27 28 29 30 31
Top Posters
Mabila 2123
Zwangendaba 1391
Dokotela 1298
Lobengula 1077
BhudiMathawuzeni 810