THIS FORUM HAS NOW MOVED TO WWW.INKUNDLA.COM/FORUM.
Links

Inkundla Recent Posts
Who's Online
0 registered (), 7 Guests and 2 Spiders online.
Key: Admin, Global Mod, Mod
Newest Members
Ngwako, flamz, kyotik, nyawana, Manqotshana
2964 Registered Users
Topic Options
Rate This Topic
#32948 - 12/01/06 12:36 AM Amaphupho
Khanka Offline
Sikhulu

Registered: 07/03/04
Posts: 229
Loc: Eguswini
kambe lisawazi na?
kungabe kusitshoni nxa ungathi usemsebenzini,
unkosikazi esndlini labantwana,abese phupha
kungena abantu endlini,sekungathi bazolanda isikwelede
kodwa kunga phumeli sobala ukuthi bafunani,bebanengi sibili.
Emva kwalokho,abesephupha inyoka ingena endlini yokulala,
ngaphansi kwesivalo sona sivalekile,kodwa emvakwalokho akwazi
lokuyibulala.
Kungabe kuchazanike lokho bakithi????????
_________________________
Nearly all men can stand adversity, but if you want to test
a man's character, give him power.

Top
#32961 - 12/02/06 03:43 AM Re: Amaphupho [Re: Khanka]
Zwangendaba Offline
Nkosi
***

Registered: 04/27/03
Posts: 1391
Loc: New York, New York, USA
Bafowethu.

Inyoka ilengcazelo ezithile. Kodwa ezimbili ezejwayelekileyo yilezi:
1. Umuntu ongumama uyayiphupha inyoka nxa eTENGEMULE, kumbe ngithi ethethe isisu.
2. Le engena endlini loba kuvaliwe yisiboniso sesidingo SAMATHONGO akwenu. Into engakuveza sobala yikuthi aliphuphe aliphinde lelo phupho. Ngaphandle kwalokho abadala bathi YIKWETHEKELELWA nje. Ungakuthathi serious, kodwa ukugcine emva kwekhanda ukwenzela ingcazelo nxa kusasa ungethekelelwa njalo.
3. Abantu abanengi abadala bathi ngumthunzi, kumbe ngithi lokho okukuvikelayo emandleni ongawaboniyo. Nanko kubuye kube lezinyoka phakathi kwakho. Nxa bebethule labo bantu ngumthunzi sibili.

Li Zwangendaba.

Top
#32966 - 12/02/06 12:06 PM Re: Amaphupho [Re: Zwangendaba]
Gumede Offline
Sikhulu
***

Registered: 12/07/05
Posts: 210
Loc: East London
Zwangendaba,
Uma uphupha ulele nowesifazane noma owesifazane ephupha elele nowesilisa kube kanti ulele wedwa kungabe kacazani lokho? Ngangizwe abanye bethi kusho ukuthi umuntu uyabe elele nontikoloshe kuqiniseke kangakanani lokho? Siza bo Zwangendaba.
_________________________
Ubukhosi ngamazolo.

Top
#32991 - 12/05/06 11:59 PM Re: Amaphupho [Re: Khanka]
bhiyuthi Offline
Mafikizolo

Registered: 04/08/06
Posts: 32
yazi ubuye leTopic enhle njani Makhinte, lezinsuku angiphuphi nje hayi ah kumbe yikuwumana shuwa hk hk.
Over the past week sengiphuphe amaphupho la kumbe ukhona ongasiza
1. Ngaphupha ngiwine imali kucompetition, inkulungwane zamapounds sibili.
2.Ngazophupha ngikhumuke amazinyo wonke awaphambili ha ha ha ngaze ngavuka ngiziphumputha umlomo ha ha ha.
3.Ngazophupha kulemfa nkhaya but couldn't see ukuthi ngubani owayebhubhile.
4.Izolo lokhu nje ngiphuphe ngigade ubabhemi.

kambe kungabe kuyikuwumana nje kumbe kulengcazelo hk hk ngoba surprisingly ngiphupha ngesikhathi esifanayo, each time ngivuswa yi alarm sokumele ngiye emsebenzini ekuseni so amaphupho akhona acina ephelela endleleni. nxa kuyikuwumana kutsh' ukuthi ngiyaziwumanela shame hk hk.

Top
#32993 - 12/06/06 01:43 PM Re: Amaphupho [Re: bhiyuthi]
Mbodlomani Offline
Sikhulu
*****

Registered: 08/03/01
Posts: 201
Loc: KwaNtasi

Bhiyuthi,

Angithi uyazi ukuthi uma usakhula amazinyo ayakhumuka besekumila amanye?

Ngakho mina ngicela ukuba lizinyo lakho elizamila lapho osekukhumuke khona elidala.

Ingcazelo yamanya amaphupho itholakala lapha
_________________________
Knowledge speaks, but wisdom listens.

Top
#32996 - 12/06/06 09:25 PM Re: Amaphupho [Re: Mbodlomani]
bhiyuthi Offline
Mafikizolo

Registered: 04/08/06
Posts: 32
hk hk awuboni suncedile lapha fanami kubi shame hk hk. Njengoba sengaliwa njengokutshiwo liphupho suzathatha isikhundla ha ha ha. Mabi amaphupho ami sengiyabona.

Top
#32999 - 12/07/06 01:12 AM Re: Amaphupho [Re: bhiyuthi]
Gumede Offline
Sikhulu
***

Registered: 12/07/05
Posts: 210
Loc: East London
Originally Posted By: bhiyuthi
hk hk awuboni suncedile lapha fanami kubi shame hk hk. Njengoba sengaliwa njengokutshiwo liphupho suzathatha isikhundla ha ha ha. Mabi amaphupho ami sengiyabona.


Bhiyuthi laze labalihle iphupho lakho elokuwina indarama. Ukuze uyiwine ngempela kumele uthathe incgebethu uyibeke phandle ntambama ekuseni uma uvuka uzothola inkulungwane yendarama hk hk hk.

Ngilindele ukuthi uphuphe inombolo zelotto ngizokusthela ukuthi wenze njani. Mina amaphupho engiwaziyo ngawo muChina uyawazi umuchina Bhuyithi?
_________________________
Ubukhosi ngamazolo.

Top
#33003 - 12/07/06 08:23 PM Re: Amaphupho [Re: Gumede]
bhiyuthi Offline
Mafikizolo

Registered: 04/08/06
Posts: 32
hk hk usile wena ufuna ukuthi ngingaphupha inombolo zelotto uthingikuphe zona wena ubususiyadlala uwine hk hk.
yini umuchina?

Top
#33004 - 12/07/06 10:04 PM Re: Amaphupho [Re: bhiyuthi]
malumephozisa Offline
Mafikizolo

Registered: 10/09/06
Posts: 19
It's either yinyongo dadewethu, kumele uphalaze or uyavilapha uku hoover, kule dust ebrdroom.

Top
#33012 - 12/08/06 08:42 PM Re: Amaphupho [Re: bhiyuthi]
SILO SAMABANDLA Offline
Mafikizolo

Registered: 09/13/03
Posts: 32
Loc: MALITIKWE
Originally Posted By: bhiyuthi
hk hk usile wena ufuna ukuthi ngingaphupha inombolo zelotto uthingikuphe zona wena ubususiyadlala uwine hk hk.
yini umuchina?


Waze wangikhumbuza uSidumo edinga indlu yokuloja....

Top
#33015 - 12/08/06 09:36 PM Re: Amaphupho [Re: bhiyuthi]
Gumede Offline
Sikhulu
***

Registered: 12/07/05
Posts: 210
Loc: East London
Originally Posted By: bhiyuthi
hk hk usile wena ufuna ukuthi ngingaphupha inombolo zelotto uthingikuphe zona wena ubususiyadlala uwine hk hk.
yini umuchina?


Bhiyuthi UMchina yigemu edlalwa ngizinombolo, yona ngokwayo yasungulwa ngamaChina. ithandwa kakhulu ngomama abasebenza emayadini. ukuze uyazi ungaphuma inombolo ungithinte wena ikakhulu inamba 27, 33, 7 or noma yiphi hk hk
_________________________
Ubukhosi ngamazolo.

Top
#35266 - 11/11/07 02:51 PM Re: Amaphupho [Re: Gumede]
Zela Offline
Sakhamuzi

Registered: 01/19/07
Posts: 85
Loc: South Island,NZ
kanti umuntu nxa ephupha esemoyeni ephapha or ephupha ngamanzi eg.esemanzini amanengi,ecapha kumbe ezama ukuphuma emanzini lawo-kutshoni,i have had these two dreams like forever!ngikuphupha njalo nje kuyangthusa sometimes.HELP
_________________________
i love this site

Top
#39271 - 07/28/08 10:37 AM Re: Amaphupho [Re: Zela]
mfana_ka_DUBE Offline
Mafikizolo

Registered: 07/02/08
Posts: 20
Loc: south africa
nanto iphupho lingixaka mthwakazi--ngi phupha umfowethu obhubhe last year esipha imali yamacoins mina lomnawami--mina 1rand fifty umnawami 3rands singaphetsheya ko mfula sizani bo
_________________________
what goes around comes around blv me its true

Top
#39272 - 07/28/08 12:46 PM Re: Amaphupho [Re: mfana_ka_DUBE]
abafokazi Offline
Ngqwele

Registered: 07/15/03
Posts: 115
Loc: Luton, england
lami njengo Zela i have iphupho lokuphapha for a longtime, what does this mean

Top
#39664 - 08/23/08 10:01 PM Re: Amaphupho [Re: abafokazi]
mbaleki Offline
Sakhamuzi

Registered: 08/17/07
Posts: 87
Loc: Mawaba
Might anyone happen to know the meanong of this,abantu abathathu sebengitshele ukuthi bangiphuphe ngisifa or ngifile,though in different ways,the worst was one good friend of mine who says ungiphuphe ngizibulala ngokuziphosela phambi kwestimela,kambe kutshoni,ive never ever been suicidal,ive got so much to live for,please help
_________________________
The person who risks nothing,does nothing,has nothing,is nothing....

Top
#39665 - 08/24/08 12:38 PM Re: Amaphupho [Re: abafokazi]
mpumelelo101 Offline
Ngqwele
*

Registered: 06/14/08
Posts: 173
Loc: durban, south africa.
i am no sangoma maar what i can safely tell you yikuthi most dreams reflect a combination of what we desire what we wish and 1% of the future but the bottom line is that what you dream depends on how (comfortable) one is sleeping!! eg ungalala ubhekise amadolo phezulu (like an inverted "v") uzophupha uwela egodini elingaciniyo noma uzophupha ugalula. this kind of dream(nightmare) izokwenza uphaphame ngoba uzoyethuka and sleep properly, its a signal from inqgondo ukuthi lala kahle ndoda!! assuming ubulele kahle,ukuphupha uphapha definately means ukuthi you are super-ambitious and if you take your chances you will definately prosper, don't let your insecurities hinder you!!if abantu bekuphupha ufile they atre trying to sabotage you, vulamehlo ndonda!!
_________________________
those who don't use their freedom to fight for their freedom will lose their freedom!!

Top
#39689 - 08/27/08 10:02 PM Re: Amaphupho [Re: mpumelelo101]
bosso1926 Offline
Mafikizolo

Registered: 06/12/08
Posts: 28
Loc: bulawayo zimbabwe
Sakubona Mthwakazi omuhle inhle kakhulu ingxoxo le mina bengihlala ngiphupha ngibona indawo elotshani obuluhlaza elemiduli yezitina ezibomvu.kuthi kunjalo ngibone ngibhukutsha emanzini amhlophe nke bekuliphupho lami ngikhula ke leli.namhlanje ngathola isikolaship sika bob ngiseForte sengiyibona ngokusempilweni indawo le elotshani obuluhlaza ngokusempilweni.amanye amaphuphu ayabunisa ngokuza yenzakala empilweni singawa thatheli phansi.mpumi
_________________________
sesikhona thina oMpumas one time,uzowuzwa umoya

Top


Moderator:  Jakalas 
ShayaFM
Shaya FM is currently OFF AIR. Sorry to disrupt your listening. Your favourite radio station will be back on air ASAP!
New Topics
May
Su M Tu W Th F Sa
1 2 3 4 5
6 7 8 9 10 11 12
13 14 15 16 17 18 19
20 21 22 23 24 25 26
27 28 29 30 31
Top Posters
Mabila 2123
Zwangendaba 1391
Dokotela 1298
Lobengula 1077
BhudiMathawuzeni 810