|
0 registered (),
7
Guests and
2
Spiders online. |
|
Key:
Admin,
Global Mod,
Mod
|
|
|
#36359 - 02/22/08 06:32 PM
Re: Inhlupho zalamuhla
[Re: Msupatsila]
|
Sakhamuzi
Registered: 05/15/06
Posts: 52
Loc: emabhonobono
|
Banewethu, Kuqotho okulethwayo lapha ngendaba yalumuntu osetshona edlala endlini amnye amadoda esbenza. Okunye okungenzeka Dokotela yikuthi lumuntu anga elemimoya. Kuyenzeka kwesinye isikhathi izitha zikubelethise imimoya etshiyeneyo egoqela leyobuyanga. Mhlawumbe engakasuki ekhaya ubesetshumayela ukuthi uyakhuphukela emazweni, basemethesa iyezi elisitha impumelelo. Okunye njalo hlasimbe engakaze asuke ekhaya ubefuze enze isiko elithile yena akasalenzanga. Phela thina intsha ezinye izinto ezifana lamasiko sizithatha lula, kodwa ke zile-impact ethile empilweni zethu. Abadala bayabikelwa nxa umntwana ephuma ekhaya. Xoxa laye mnewethu, utsho imivo yakho ucwayisise njalo ukuthi ekhaya usuke kahle yini. Uyakuletha nje kalula sanxoxo ephathelene lamasiko, he may open up.
_________________________
Azinqotshwe
|
|
Top
|
|
|
|
#36371 - 02/24/08 01:37 PM
Re: Inhlupho zalamuhla
[Re: Nqoba]
|
Ngqwele
Registered: 10/25/03
Posts: 150
Loc: uk
|
Yekungabe kunjalo Nqoba but uyazi abanye abantu bayazenzisa befuna ukugcona abathakathi lalapho abangenzanga lutho.!!Doc tshela mina truth umuntu lo ulamaresponsibility bani ekhaya .? I mean like is he married with kids ? Otherwise uspokes kala nto emhluphayo ngxa kungenjalo as long as he has a roof over his head and is fed/. Lokhu okokuthi igas lamagetsi kukhwelile ngokwakho wena Doc yena kakufuni yena right? Uyazi Nqoba so uzezwa abangakibo sebesithi uloywe nguDoc esenzela ukumfuya ukuthi angaphumeleli. Khuluma laye muntu wenkosi Doc but let him know that you are giving him a month tops for him to go out and get a job(manager (LOL!!if he wants)and whilst he is at find himself a place to live period! Yebo kuyangcedwana but aghh yeyilina umuntu onje uthelela ulaka. Lapha konakaCharlie uphiliswa yikusebenza.Ende uyazi Doc balutshwana abantu abalendawo yokugcina umuntu nje makhaza. Abanengi bahlala emaroomini besenzela ukuseva. Mina ke kuyimi ngabe sowadla idlela. I have an acquantance who quit his good job koMgodoyi and waya e goli. Wafika wagcinwa kuhle ngumzawakhe.Wantholela umsebenzi wathi yena kawufuni ufuna lowo onjengalowo abelawo ezim!!! Wawuthola ke kwathi sokumele ayeqalisa wathi no angeke ngoba imali abeyo expecter ayisiyo so ngxabesithi yena uyisthutha beholisa amaSA imali enengi yena besithi ngoba ulikwerekwere bazakhawula kayi!!!!Can you believe that ! Anyway ukazi wathi bro hit the road!!!!So Doc ungekela ukufaka ideadline yokuthi kaphume endlini yakho uzamsebenzela kuze kunguamen .Uzathi loba engathola umsebenzi ayekwakha umduli wamatshe ngakibo wena ngakini kulengotsha!!!!
_________________________
Mande
|
|
Top
|
|
|
|
#36557 - 03/06/08 10:36 AM
Re: Inhlupho zalamuhla
[Re: Gaselomhle]
|
Nkosi
 
Registered: 05/11/04
Posts: 1298
Loc: Emkhathini
|
Bafowethu labo dade, ngiyabonga kakhulu ngokungicebisa ukuthi ngenzeni ngomngane wami lo, ongu mayihlalela. Njengokutsho kwabanye benu, ngike ngazama ukukhuluma lomngane wami ngalendaba yokuthi, azame ukubona ukuthi angadinga okokwenza. Ngikhulume laye ngokuthi njalo azame ukuthi azame ukudinga amathuba angamenza athole ukuthuthukisa amanani okuthola umsebenzi. INetworking, uku aplaya.
Ngiyadana kakhulu, ngokuthi akula mehluko. Njalo enye into engikhathazayo yikuthi okwenyanga ezimbili ezedluleyo ubesenza ama "trunk calls", ngefoni endlini, akhulume lentombazana yakhe yasekhaya 2 awazi. Imali yefoni efunakalayo iyesabeka, njalo akanaki ukuthi izavela ngaphi. Khonapho ngimnika imali ye airtime, nyanga zonke. He is tearing me apart, mina ngilama responsibilities ekhaya. Yena akala ma responsibilities, so kalandaba.
Nsukuzonke nxa ngifika, ufuna ngimnike imali yokukwenza ibling-bling. Nxa eyicela kuyabe kungathi ufuna ukulungisisa indaba zamaphepha akhe, kumbe ukubhadalela amafutha kodwa mina ngiyakwazi, ngoba abangane bami bayangi tshela ukuthi bambona ngaphi njalo esenzani.
Ngizwa ngizonda kakhulu ngoba, this guy used to send me amaSMS amanengi efuna ukuza ngapha. Now kasafuni kusebenza, he has increased my expenses by 80% to 150%. Ngijombile so ngenxa yakhe.
Ngimxotshe, kumbe ngimdingele umuntu ozamkhuza?
_________________________
Strength of attitude becomes strength of character.
|
|
Top
|
|
|
|
#36559 - 03/06/08 11:21 AM
Re: Inhlupho zalamuhla
[Re: Khanka]
|
Mafikizolo
Registered: 03/06/08
Posts: 17
Loc: GP, Mzansi
|
Lizakhuluma lizeliphume intuthu endlebeni. Abanye abantu are hear on earth to be a burden, thats their purpose. If I were you Dok I would have a meeting with this goon and give them a piece of my mind. Abantu bayakhuluma and they will always. We have a black syndrome, the pull down syndrome. Uthe esiza kuwe uthe uzokwenzani? Write a big banner 'WHAT'S YOUR PURPOSE IN LIFE' and put it infront of his door so he can see it everyday.
_________________________
It is not falling into the water, but lying in it, that drowns.
|
|
Top
|
|
|
|
#36566 - 03/06/08 02:14 PM
Re: Inhlupho zalamuhla
[Re: Gaselomhle]
|
Ndunankulu
Registered: 02/06/04
Posts: 653
Loc: Mtubatuba
|
Doc
I presented you a quick fix solution kudala le. And you did not heed it. Instead, you chose to listen to oMthwakazi bakini laba bethi you must pat the goon on the back, uguqe ngedolo, umncenge ukuthi afune ispani. What was the result?
Buka manje - i-problem yakho lena is getting even worse?
Well, mina kaNkwali ngine nhliziyo enhle - angizuku kulahla, angizuku kudukisa. Ngoma nawe till unqobe loSathane - ingulube enonela wena! And you'll be the first person to acknowledge ukuthi: cha ngempela umfoka Nkwali yinsizwa yangempela - a man of effective, permanent solutions.
Well here's a quick fix solution ke. Uyabona ke le solution will deal with lo feleba wakho lona once & for all. Nanso ke:
Just fire the bugger. Uzozibona ukuthi makenze njani. He'll wake up uswayini!
Shamase Nkwali yenkosi Umicondo yegusha U-jacket lika 3 years
_________________________
uShamase wangempela!
Umqwashisi - impohlo engenankinga!
Igcokama likaNdonga.
Isishwapha sikaSomkhele.
Yangcol' into ngayintshinga - bayicosha abafokazana!
Futheka mnyekefuli.
Ngiwuphula ngamabomu umoya wakho - yilento ekubulalayo!
|
|
Top
|
|
|
|
#36621 - 03/08/08 01:14 AM
Re: Inhlupho zalamuhla
[Re: Dokotela]
|
Sakhamuzi
Registered: 05/18/07
Posts: 70
Loc: uk
|
Dokotela sometimes you have to be cruel to be kind. Lumuntu is taking advantage of your kindness. You have already given him shelter and food, you dont need to spoil him further. In other words you are partly to blame ngoba ulova lo uhlezi kuhle thats why ebona kungela need yokwenza these menial jobs meanwhile engakatholi the job he wants. Enye into okumele uyazi yikuthi umuntu onjengaye is not considerate and therefore he is not likely to help in any way empilweni.Ngoba umuntu lo is your freind and you have already accepted him kuzabanzima ukumxotsha. Umuntu njalo ule tendancy yokuthi nxa ungamenzela ifavour the day you decide to stop usungumuntu omubi. Engibona kungakusebenzela kathesi ngama sanctions,maybe you can say usuleproblem efuna so much money and it will be difficult to break even. Ngemva kwalokho cut out everything ungamniki imali ngoba kasomntanakho lokudla endlini kutholakale nzima ukuze aphaphame ayephanda.
|
|
Top
|
|
|
|
#36638 - 03/10/08 08:11 PM
Re: Inhlupho zalamuhla
[Re: Mnewethu]
|
Ngqwele
   
Registered: 10/04/05
Posts: 145
Loc: Emaguswini
|
Doc, umngane wakho lo, is not really a friend. Ngumngane, nje, ngebizo, but not ngezenzo. If he was truly your friend ngabe he's not using and abusing you ngal' indlela. Ungasamuphi imali leyo lama airtime lawo, uhambe lama connecting cables awama games lawo to work, as well as ismart card ye DSTv, he'll get the hint. Lokhu ukwenze usumtshelile exactly how you feel about him being a like a parasite. Okokumxotsha, angazi njalo. If anything were to ever happen to him emva kokumxotsha, angikholwa ukuthi your conscience would ever forgive you. Ngingazi njalo!
_________________________
I'm not African, I'm from Bulawayo. Learn the difference!
|
|
Top
|
|
|
|
|
|
Shaya FM is currently OFF AIR. Sorry to disrupt your listening. Your favourite radio station will be back on air ASAP!
|
|
|
|
|
1
|
2
|
3
|
4
|
5
|
|
6
|
7
|
8
|
9
|
10
|
11
|
12
|
|
13
|
14
|
15
|
16
|
17
|
18
|
19
|
|
20
|
21
|
22
|
23
|
24
|
25
|
26
|
|
27
|
28
|
29
|
30
|
31
|
|
|
|
|