|
0 registered (),
7
Guests and
2
Spiders online. |
|
Key:
Admin,
Global Mod,
Mod
|
|
|
#33668 - 04/06/07 04:04 PM
UMFAZI UYANGIFULATHELA EZINGUBENI?
|
Mafikizolo
Registered: 03/11/07
Posts: 6
Loc: Soweto, SA
|
Ngumhlola bani lowu ukuthi uma sengifuna ukudla yena athi ukhathele akafuni ukuphanjaniswa. Luphawu olucaza ukuthini lolu. Uyasebenza yebo ngiyazi kodwa senginga gomela unkosikazi eseceleni.Kumbe usethola ngaphandle kwazibani. Sizani mahlabezulu ngoba lomuntu ungifaka usathane.Kumbe ngumthakathi womuntu usuke edliwe ngondofa bakibo.Ngiphume yini lami ngiyefeba ngize lengnculaza- Aids.
_________________________
Mtakati
|
|
Top
|
|
|
|
#33671 - 04/06/07 07:57 PM
Re: UMFAZI UYANGIFULATHELA EZINGUBENI?
[Re: mtakati]
|
Sikhulu
Registered: 07/03/04
Posts: 229
Loc: Eguswini
|
Eyakho inzima mngane wami.Kodwa okumele ukwazi banengi abase simeeni esifana lesakho sakho,mhlawumbe lumuntu akasakuthembi kodwa uyesaba ukukutshela,angabe ecabanga into ezinengi,ikakhulu nxa kuyikuthi wake wamephula inhliziyo,mhlawumbe uyakucabangela ukuthi ungabe uphethe umkhuhlane,so she does not feel you,she is scared ukuthi laye angawuthola,but she cants say it.Yikucabanga kwami lokhu,asazi ukuthi abanye bona babona njani.
_________________________
Nearly all men can stand adversity, but if you want to test a man's character, give him power.
|
|
Top
|
|
|
|
#33673 - 04/06/07 10:40 PM
Re: UMFAZI UYANGIFULATHELA EZINGUBENI?
[Re: Khanka]
|
Mafikizolo
Registered: 02/10/07
Posts: 23
Loc: UK
|
Heyi yinsindabaphenduli mfowethu,Kodwa khona ungabona inkomo sezingasa nathi lopho ezijwayelekho yazi ukuthi kukhona lapho esezinatha khona.Into ongayenza njewena ukubezela kuthi lapho zicabange ukuzanatha kowakho,hayi sukamadoda ziwathole emnandi okwamagama!!!Uzabona sezidlela eduze.
_________________________
Mina ngiyinkunzi kabhejane.......Ngizokuhlaba Mfana!!!!!
|
|
Top
|
|
|
|
#33674 - 04/07/07 04:38 AM
Re: UMFAZI UYANGIFULATHELA EZINGUBENI?
[Re: mtakati]
|
Sakhamuzi
Registered: 01/19/07
Posts: 85
Loc: South Island,NZ
|
Sometimes ku wise ukubheka impilo yakho nalu mame,is the fire still burning baba??coz sometimes amadoda liphangisa ukusola umfazi ma into zingasamnandi,but it takes two to make a good relationship.As you say,uyasebenza,mhlawumbe kawumncedisi ngitsho,laye ungumuntu,ulegazi njengawe-uyakhathala!!Spice up your life,do things together,lingcedisane eg prepare dinner together to create that atmosphere that will enable you to get her to the mood of love making hatshi ukuphongweqela umuntu each time you go to bed,it makes most women mad.its disghusting!!
So wena,whilst you are trying to fault find - look at yourself ,ubone ukuthi ungenzani to bring up the veve baba!iyafunakala.Communicate mnandi laye njalo...etc
_________________________
i love this site
|
|
Top
|
|
|
|
#33677 - 04/07/07 08:30 PM
Re: UMFAZI UYANGIFULATHELA EZINGUBENI?
[Re: Zela]
|
Mafikizolo
Registered: 02/10/07
Posts: 23
Loc: UK
|
Hayi siyakuzwa ZELA.Mina engifuna ukukwazi nje ukuthi yena umnumzane umbhobho wakhe uyadubula kahle na?Mhlawumbe umuntu wabantu sekhathele yikuhlala ekhuthwa.Ngoba lasembedeni kulezigxangu zakhona,ezingagxanguza uzulale!!Yikho ngithi mina kuhle ukuthi uma uyindoda uzithola ukuleso simo"uzinuke amakhwapha ngaphambu kokuba usole umama"
_________________________
Mina ngiyinkunzi kabhejane.......Ngizokuhlaba Mfana!!!!!
|
|
Top
|
|
|
|
#34593 - 08/07/07 11:26 PM
sokumoja!
[Re: mtakati]
|
Mafikizolo
Registered: 03/11/07
Posts: 6
Loc: Soweto, SA
|
|
|
Top
|
|
|
|
#35610 - 01/04/08 12:52 AM
Re: UMFAZI UYANGIFULATHELA EZINGUBENI?
[Re: Zwangendaba]
|
Mafikizolo
Registered: 01/03/08
Posts: 11
Loc: United States
|
Loba ngimusha enkundleni uqinisile Zwangendaba. Kodwa indaba leyo ayihluphi amadoda wodwa. Mina ngiyi-Ntombiyelanga, amadoda amanengi ayangiqomisa uma ngidlula `in the streets`, kodwa isoka lami, alisangincwanywa kangaka. Lanxa ngigqoka uVictoria` s Secret, ngiyabona ukuthi umkami uthanda umzimba wami, kodwa kathandi ukukhuluma okunengi-nengi okwenhliziyo (matters of the heart). Ngincedani madoda ngoba angifuni kuthwe `you can` t trust Zimbabwean women`.
|
|
Top
|
|
|
|
|
|
Shaya FM is currently OFF AIR. Sorry to disrupt your listening. Your favourite radio station will be back on air ASAP!
|
|
|
|
|
1
|
2
|
3
|
4
|
5
|
|
6
|
7
|
8
|
9
|
10
|
11
|
12
|
|
13
|
14
|
15
|
16
|
17
|
18
|
19
|
|
20
|
21
|
22
|
23
|
24
|
25
|
26
|
|
27
|
28
|
29
|
30
|
31
|
|
|
|
|