|
0 registered (),
7
Guests and
2
Spiders online. |
|
Key:
Admin,
Global Mod,
Mod
|
|
|
#33771 - 05/13/07 08:58 AM
Amaphupho
|
Sikhulu
Registered: 07/03/04
Posts: 229
Loc: Eguswini
|
amavuko bakithi, Akelingichasisele lapha,ngoba phela ngiphuphile: bengihamba lomfowethu elabantwana bakhe,kade kungakhanyi kahle ukuthi siyangaphi,kodwa kwacina sesingabahamba nge nqola yami, kunguye okufanele atshayele,ikanti ke laye ulayo eyakhe ,kodwa sisebenzisa eyami ngaleso sikhathi,njalo ibingathi ayiselamalayithi awangasemuva,khonapho khonaphjo kwase kungathi siya endlini encane,nxa ngithi ngizama ukukhupha ngasemuva kwangaphumi lutho,sekungani kulabanye abantu khonapho.????????????
_________________________
Nearly all men can stand adversity, but if you want to test a man's character, give him power.
|
|
Top
|
|
|
|
#33772 - 05/13/07 09:16 AM
Re: Amaphupho
[Re: Khanka]
|
Sakhamuzi
Registered: 01/19/07
Posts: 85
Loc: South Island,NZ
|
yikuwhumana nje lokho mfowethu-just dreams,you miss home.
_________________________
i love this site
|
|
Top
|
|
|
|
#33776 - 05/14/07 03:20 PM
Re: Amaphupho
[Re: Zela]
|
Mafikizolo
Registered: 03/06/07
Posts: 7
Loc: RSA
|
otherwise ulale uqumbelene njalo ukhumbule ekhaya.
_________________________
have no fear my children
|
|
Top
|
|
|
|
#33811 - 05/21/07 02:08 AM
Re: Amaphupho
[Re: abafokazi]
|
Ngqwele
Registered: 07/15/03
Posts: 115
Loc: Luton, england
|
Khanka , Zela lawe ke lacoste, ayisikho ukuthi i'm missing home, kangiqumbelwanga lotshwala kabuzake buthinte indebe zami.
Bengilemission kuvuka kunamhlanje; bekumele ngisuke from luton to leister. Uhambo lolu bengiluhamba ngitshayela imota
Manje kwenzakala lokhu bengingumuntu ngilele ngingalele salokhu bengisemsebenzini, ngisenza i night shift.
Kuthe ngesikhathi sebreak ngabuqutha ubuthongo ngacina ngiphupha, ephutshweni lami besengingumuntu oseqede umsebenzi, sokumele ngitshayise.
Ekutshayiseni kwami ngasuka ngayaku car park lapho ebengivele ngitshiye imota yami khona. Ngithe lapho ngifikayo ngafica amafatiseli emota etshayiwe afa.
Kodwa lapho ngithe ngisadideke inqondo ngabona sangathi amavili ayo akhutshiwe kwasala amarim, ngaphakathi kwayo bekungathi kugqekeziwe, iradio lezinye izinto ezithile bezingasekho, lokhukungenze ngakhathazeka nje emoyeni.
Ngithe ngiphaphamayo kwathi lapho ngitshayisayo emsebenzini ngafica konke kulungile ngasemotweni yami, lokhu manje kungiphicile ukuthi ngabe kutshoni.
Ncedani badala ngabe lokhu kutshoni ngabe kutsho ukuthi ngizangena ezinkingeni ngemoto loba ngabekulento esazoyenzeka na?
|
|
Top
|
|
|
|
#33812 - 05/21/07 08:33 AM
Re: Amaphupho
[Re: abafokazi]
|
Sakhamuzi
Registered: 05/15/06
Posts: 52
Loc: emabhonobono
|
I would say it depends on whether empilweni yakho amphupho ayake abelomutsho yini. Mhlawumbe kungaba yi-presha and mere worry which caused yu to dream kanjalo. Kukanti ke kukhona futhi abantu abangamane baphuphe nje mahlayana. Uba bephupha abkuphuphayo kuba le bearing in their real life. So wena yu should know from experience and yo history ukuthi uba uphupha kuyabe kulomutsho na kumbe it's all about yo thots and wat is happeninh around yu aT THAT PARTUCULAR time.
_________________________
Azinqotshwe
|
|
Top
|
|
|
|
#33967 - 06/10/07 08:53 PM
Re: Amaphupho
[Re: Nqoba]
|
Mafikizolo
Registered: 05/08/07
Posts: 11
Loc: michigan
|
bandla nxa uphupha umuntu enqunu ehlezi esitulweni sesigodo kutshoni? ncedani abakwaziyo
_________________________
flower
|
|
Top
|
|
|
|
#33968 - 06/10/07 09:52 PM
Re: Amaphupho
[Re: nuts]
|
Ngqwele
Registered: 07/15/03
Posts: 115
Loc: Luton, england
|
Ndoda lokhu kunzima ukukuchasisa, kodwa kulowo ozakukuchasisela uqaphele angayenzi akuzondanise lomuntu omthandayo, but be really careful in life with what you do, ungaweli edakeni, zama ukuthi lokhu okubonileyo ube lendlela yoku approacher lowo muntu kodwa ungatshengisi ukuthi umbuza ngento oyibonileyo, ngoba kungenzeka ukuthi bekuliphupho nje.
Ungaworry manengi amaphupho ethusayo kodwa engatsho lutho.
Mhlawumbe uphupha ngamadlozi, dinga indlela yokubuzisisa.
Tshela mina lowo muntu okhuluma ngaye uyaphila loba sowafa, uyamazi loba cha, ungubani lowomuntu kuwe, kumbe umazi njani njalo wambona ngaphi
|
|
Top
|
|
|
|
#33969 - 06/10/07 10:32 PM
Re: Amaphupho
[Re: abafokazi]
|
Mafikizolo
Registered: 05/08/07
Posts: 11
Loc: michigan
|
ngiyabonga sihlobo impendulo yakho lemicebo yakho......lumuntu ngengimaziyo sibili, kalabuhlobo lami kodwa sike saba lokungazwanani inyaga ezintathu ezidlulileyo, njalo ngumuntu esibonana gqo ngemnyaka , ngumuntu esafika sahlala sonke esiqintini singabantu besintwini sonke
_________________________
flower
|
|
Top
|
|
|
|
|
|
Shaya FM is currently OFF AIR. Sorry to disrupt your listening. Your favourite radio station will be back on air ASAP!
|
|
|
|
|
1
|
2
|
3
|
4
|
5
|
|
6
|
7
|
8
|
9
|
10
|
11
|
12
|
|
13
|
14
|
15
|
16
|
17
|
18
|
19
|
|
20
|
21
|
22
|
23
|
24
|
25
|
26
|
|
27
|
28
|
29
|
30
|
31
|
|
|
|
|