THIS FORUM HAS NOW MOVED TO WWW.INKUNDLA.COM/FORUM.
Links

Inkundla Recent Posts
Who's Online
0 registered (), 10 Guests and 1 Spider online.
Key: Admin, Global Mod, Mod
Newest Members
Ngwako, flamz, kyotik, nyawana, Manqotshana
2964 Registered Users
Topic Options
Rate This Topic
#34336 - 07/09/07 08:15 PM Mthulisi Makholisa Dube (MMD)
Madlenya Offline
Ngqwele

Registered: 01/19/05
Posts: 196
Loc: KwelikaMjoji
Bengilalele ingxoxo kaBongz loMnu Dube ongumhlabeleli osacathula wakwaMthwakazi, emsakazweni weSHAYA FM, hhayi madoda uyobhemu kholwe, iphiwe lensizwa yakwaDube, iphimbo layo lingathi lilolongwe ngembodlela ubutshelezi, kuthi amachacho lana ahlanganisiwe impela, ulozolo lwento, uju phela. Insizwa yakwaDube isinikeza umculo oseqophelweni eliphezulu kakhulu. Siyaziqhenya Mthwakazi ngalensizwa, bengiqala ngqa ukuzwa ngayo noma umculo wayo kodwa ngibheme ngakholwa.
Siyitshayela ihlombe lensizwa, kuzoba kuhle ukuthi aqhubeke ayimbe njalo.


Edited by Madlenya (07/09/07 08:18 PM)

Top
#34347 - 07/10/07 08:06 AM Re: Mthulisi Makholisa Dube (MMD) [Re: Madlenya]
Dokotela Offline
Nkosi
***

Registered: 05/11/04
Posts: 1298
Loc: Emkhathini
Siyabonga mfowethu ngokupha amagama okupha amadlabuzane lentshukuntshu kumhlabeleleli ophethe ithalenta elimmangalisayo.

Njengoba thina singamazi uMthulisi, sicela uBongza aqoqe labahleli beNkundla ukuthi sithole irecording iku MP3, khona sizayi donsela emtshineni siyizwe ingxoxo leyo. Sizafuna ukuthi afake impawu zakhe zebulenjini ukuze simfinyelele.

Siyabonga.
_________________________
Strength of attitude becomes strength of character.

Top
#34349 - 07/10/07 11:43 AM Re: Mthulisi Makholisa Dube (MMD) [Re: Dokotela]
msakazi Offline

Sakhamuzi

Registered: 05/13/04
Posts: 77
Loc: London, UK

http://www.shayafm.com/modules.php?name=Podcasts


 Originally Posted By: Dokotela
Siyabonga mfowethu ngokupha amagama okupha amadlabuzane lentshukuntshu kumhlabeleleli ophethe ithalenta elimmangalisayo.

Njengoba thina singamazi uMthulisi, sicela uBongza aqoqe labahleli beNkundla ukuthi sithole irecording iku MP3, khona sizayi donsela emtshineni siyizwe ingxoxo leyo. Sizafuna ukuthi afake impawu zakhe zebulenjini ukuze simfinyelele.

Siyabonga.
_________________________
Shaya FM - Umsakazo weSizwe sikaMThwakazi

Top
#34372 - 07/11/07 10:50 AM Re: Mthulisi Makholisa Dube (MMD) [Re: msakazi]
Madlenya Offline
Ngqwele

Registered: 01/19/05
Posts: 196
Loc: KwelikaMjoji
Kuyabongeka msakazi ukuthi lena ifayili elalelwayo usuyiphanyekile lapha ebulenjini, hheyi lapha kwami bayaluthanda loluhlelo, kunye nomculo wakhona.

Top


Moderator:  Jakalas 
ShayaFM
Shaya FM is currently OFF AIR. Sorry to disrupt your listening. Your favourite radio station will be back on air ASAP!
New Topics
February
Su M Tu W Th F Sa
1 2 3 4
5 6 7 8 9 10 11
12 13 14 15 16 17 18
19 20 21 22 23 24 25
26 27 28 29
Top Posters
Mabila 2123
Zwangendaba 1391
Dokotela 1298
Lobengula 1077
BhudiMathawuzeni 810