|
0 registered (),
7
Guests and
2
Spiders online. |
|
Key:
Admin,
Global Mod,
Mod
|
|
|
#35036 - 10/10/07 12:19 PM
Ukubuyisa umuntu odlulile emhlabeni.
|
Ndunankulu
Registered: 02/06/04
Posts: 653
Loc: Mtubatuba
|
Mthwakazi
Mazi buyele emasisweni.
Injobo ithungelwa ebandla.
Ngicela izimvo zalabo abaziyo ngokuthi umuntu ubuyiswa kanjani. I have done extensive research on this area lapha eMtuba & wanna see what you guys think. In the process, the exchange of ideas will help correct a lot of errors that people commit uma bebuyisa.
Questions to aid in this discussion: 1. Kungani kubuyiswa umuntu?
2.Uma kubuyiswa, loyo muntu oshonile ulandwa phi?
3.Is there a specified season in the year lapho kubuyiswa khona?In other words, kuya buyiswa noma kuna imvula, kuma khaza, kushisa, kuvunguza umoya blah, blah?
4.Is there a specified time of day lapho umuntu abuyiswa khona?
5.Uma kubuyiswa, kusetshenziswa sihlahla nhloboni ukuyo landa loyo muntu odlulile?
6.Leso sihlahla siphathwa ngesandla noma siya hudulwa from la kulandwa khona umuntu to ekhaya?
7.Umuntu odlule ngoku bulawa uyabuyiswa na?
8.Umuntu odlule ngokuzi khunga (suicide by hanging oneself) noma ukuzibulala of whatever stripe, uya buyiswa na?
Angibonge.
Shamase Nkwali yenkosi eMtuba
_________________________
uShamase wangempela!
Umqwashisi - impohlo engenankinga!
Igcokama likaNdonga.
Isishwapha sikaSomkhele.
Yangcol' into ngayintshinga - bayicosha abafokazana!
Futheka mnyekefuli.
Ngiwuphula ngamabomu umoya wakho - yilento ekubulalayo!
|
|
Top
|
|
|
|
#35039 - 10/10/07 12:46 PM
Re: Ukubuyisa umuntu odlulile emhlabeni.
[Re: Muntongenakudla]
|
Nduna
Registered: 10/23/03
Posts: 406
Loc: I've never been to Heaven
|
Nkosilathi,ubiza Mthwakazi kubani? lapha kulabantu 'bakaMgodoyii' angitsho nje.
Ibambe, ungay'yeki. Zabalaza!
_________________________
Impi iyoz'ilwe nini? Yithi umgoqo ovimb'esangweni!
|
|
Top
|
|
|
|
#35040 - 10/10/07 01:24 PM
Re: Ukubuyisa umuntu odlulile emhlabeni.
[Re: Skuvethe]
|
Ndunankulu
Registered: 02/06/04
Posts: 653
Loc: Mtubatuba
|
Skuvethe
Oh pleeeease mnumzane. Let's just call a truce on this war you've declared on me. If only for the sake of this topic.
This Nkosilathi business is a joke that's ceased to be funny. Isiya ngicanula.
Shamase Nkwali yenkosi
_________________________
uShamase wangempela!
Umqwashisi - impohlo engenankinga!
Igcokama likaNdonga.
Isishwapha sikaSomkhele.
Yangcol' into ngayintshinga - bayicosha abafokazana!
Futheka mnyekefuli.
Ngiwuphula ngamabomu umoya wakho - yilento ekubulalayo!
|
|
Top
|
|
|
|
#35041 - 10/10/07 01:37 PM
Re: Ukubuyisa umuntu odlulile emhlabeni.
[Re: Muntongenakudla]
|
Nduna
Registered: 10/23/03
Posts: 406
Loc: I've never been to Heaven
|
Go lokile monna.
Ibambe, ungay'yeki. Zabalaza!
_________________________
Impi iyoz'ilwe nini? Yithi umgoqo ovimb'esangweni!
|
|
Top
|
|
|
|
#35044 - 10/10/07 02:07 PM
Re: Ukubuyisa umuntu odlulile emhlabeni.
[Re: Muntongenakudla]
|
Sikhulu
Registered: 02/04/04
Posts: 238
Loc: G Skweya P.O Box Loxion
|
Good to see you Muntongenakudla attemping to discuss sensible stuff!
I probably dont much about UKUBUYISA but that wont stop me in contributing the little knowledge and experiences i was exposed to ekhaya.
- I remember ukuthi when ubababomkhulu died, after a year wabuyiswa (Is it always after a year)
- Kwakule jongosi elimnyama eletheswa ukhulu and from then it was called Babomkhulu. It grew up to be inkunzi eyayisiqholo, ingalimi and ingatshaywa (is that the norm? is it always a young black bull?)
- Ugogo had been wearing black clothes all year and stopped doing so soon after umbuyiso.
- I recall ukuthi i used to see these ceremonies being held ebusika (around August).
What do others think or know?
_________________________
Talk is cheap...
|
|
Top
|
|
|
|
#35046 - 10/10/07 02:27 PM
Re: Ukubuyisa umuntu odlulile emhlabeni.
[Re: Mthoko]
|
Ndunankulu
Registered: 02/06/04
Posts: 653
Loc: Mtubatuba
|
Mthoko
Izolo liye mbelwa s'bali.
Woza nazo mzala.
On the score of ukwethweswa kwenkomo, eish angazi. But I somehow suspect akuwona umkhosi woku buyisa loyo. Ehhene, kukhona inkomo yamadlozi - kepha angiboni ukuthi leyo nkomo ithweswa idlozi ngomhla woku buyisa.
I like your observation that, ukubuyisa is usually done ngo August. I wanna know why? Personally, my research has found ukuthi umuntu ubuyiswa anytime of the year - ayikho imigomo nemi bandela ethi makubuyiswe ngesikhathi thizeni. Kuphela nje uma unawo amandla - uyawenza umsebenzi wo mbuyiso.
Inzilo - sengisho lezo zingubo ezimnyama ezigqokelwa ukuhlonipha loyo odlulile emhlabeni. Ehhene, ngiya vuma zigqokwa cishe unyaka wonke. Kepha ukukhunyulwa kwenzilo, I don't think it has to necessarily coincide nombuyiso. Ukukhumula inzilo kusuke kube yi ceremony on it's own - not necesarily connected to ukubuyisa.
Nonetheless, cha uvo lwakho lwamkelekile.
Shamase Nkwali yenkosi eMtuba
_________________________
uShamase wangempela!
Umqwashisi - impohlo engenankinga!
Igcokama likaNdonga.
Isishwapha sikaSomkhele.
Yangcol' into ngayintshinga - bayicosha abafokazana!
Futheka mnyekefuli.
Ngiwuphula ngamabomu umoya wakho - yilento ekubulalayo!
|
|
Top
|
|
|
|
#35070 - 10/11/07 08:25 AM
Re: Ukubuyisa umuntu odlulile emhlabeni.
[Re: Potshoza]
|
Ndunankulu
Registered: 02/06/04
Posts: 653
Loc: Mtubatuba
|
Phoshozwayo
You're a very boring & kill-joy character. Magic man - man with no culture! Stay out of this topic if you've got nothing to offer. Your meddling in this topic only deprives abanye abantu of ulwazi obe luzo basiza ukubuyisa ubuntu nobuzwe babo.
Monase ndini. Muntu wenzwabethi. Mina ndodamfino, unlike you, ngina bakithi Ongoye, eMpangeni. Inkosi yasOngoye, uJohn kaMuntongenakudla ungi phethe. Those are the custodians of culture. Ukubuyisa lokhu engikhuluma ngakho, ngikuthola straight from abenkaba yanga kithi, amaNkwali enkosi.Ukubuyisa yisiko lempilo KwaZulu, a way of life - it's not limited to inzwabethi as it applies to your ilk.
I'm not like you whose source of information is limited to squating eceleni kwe PC, listening to uKhozi FM internet distribution - after a long day yoku shidaba izaguga zabelungu. Sies man!
For your own information, Regie Sipho Khumalo is no longer on uKhozi FM. He retired 3 years ago. Vula uKhozi FM namhlanje ebusuku - & you won't hear him. Sekuno DT Ngwenya, uMtimande.
Shamase Nkwali yenkosi eMtuba
_________________________
uShamase wangempela!
Umqwashisi - impohlo engenankinga!
Igcokama likaNdonga.
Isishwapha sikaSomkhele.
Yangcol' into ngayintshinga - bayicosha abafokazana!
Futheka mnyekefuli.
Ngiwuphula ngamabomu umoya wakho - yilento ekubulalayo!
|
|
Top
|
|
|
|
#35074 - 10/11/07 11:46 AM
Re: Ukubuyisa umuntu odlulile emhlabeni.
[Re: Potshoza]
|
Ngqwele
Registered: 01/19/05
Posts: 196
Loc: KwelikaMjoji
|
Mthwakazi,
We have previously warned against non-originality because we want to encourage Mthwakazi to think and engage their minds in a progressive manner.
Some of the facts that are being and that will be presented here as having been researched will only have featured in a programme kuKhozi FM last Thursday evening which features Regi. Khumalo.
Unfortunately some people think they are the only ones who have access to anything to do with isizwe sama Zulu. Whereas we all have access to uKhozi FM.
As such those of us who heard the programme will not learn anything from plagiarists and lazy twats who present other peoples' work as their own, without due acknowledgement.
Xola Potshoza, i think you are above that, let us give this important topic a chance. I do understand where you come from, let us ignore that and concentrate on the issue at hand. Is this not the kind of objectivity we have been asking for? Let appreciate improvement where we see it.
|
|
Top
|
|
|
|
#35075 - 10/11/07 12:50 PM
Re: Ukubuyisa umuntu odlulile emhlabeni.
[Re: Madlenya]
|
Mafikizolo
Registered: 05/02/06
Posts: 35
|
ishow lena edlal'oKhozini FM idlala ngolwes'ngaki njalo idlala skhathibani....siyabonga
_________________________
Zingwazi zempi yakwaNdunu Njoman' eyaduk'iminyakanyaka Yatholakal'onyakeni wesine
Yabuye yatholakala ngowesikhombisa Langeni
Owavel' elangeni
|
|
Top
|
|
|
|
|
|
Shaya FM is currently OFF AIR. Sorry to disrupt your listening. Your favourite radio station will be back on air ASAP!
|
|
|
|
|
1
|
2
|
3
|
4
|
5
|
|
6
|
7
|
8
|
9
|
10
|
11
|
12
|
|
13
|
14
|
15
|
16
|
17
|
18
|
19
|
|
20
|
21
|
22
|
23
|
24
|
25
|
26
|
|
27
|
28
|
29
|
30
|
31
|
|
|
|
|