THIS FORUM HAS NOW MOVED TO WWW.INKUNDLA.COM/FORUM.
Links

Inkundla Recent Posts
Who's Online
0 registered (), 7 Guests and 2 Spiders online.
Key: Admin, Global Mod, Mod
Newest Members
Ngwako, flamz, kyotik, nyawana, Manqotshana
2964 Registered Users
Topic Options
Rate This Topic
#35316 - 11/19/07 04:15 PM Inkundla
Mbomboshe Offline
Mafikizolo
*****

Registered: 10/01/07
Posts: 11
Loc: silobela matebeland north zimb...
Mahlabezulu lani bahleli benkundla engiyithandayo ngidinga usizo lwenu.Kulomunye umfowethu osebenzisa igama lika Ngothobane mboniseni ngenjongo ye-Nkundla.Usebenzisa inkudla ukwedelela abanye abantu mhlawumbe akazi ukuthi isebenzani Inkundla.Kungenzeka futhi ukuthi mina yimi engingazi ukuthi ingeyani Inkundla-bengicabanga ukuthi Inkundla ngiyokwakha isizwe sakithi esikaMzilikazi kaMashobana kakhulukazi thina ngoba siyacindezelwa ezweni lethu sesaze sayophephela emazweni ngenxa yokuhlupheka ekhayalethu.Ngakhoke lapha enkundleni kulapho esibonisana khona ukuthi singaliyakha lokulivusela kanjani ezwe lakathi.Nxa nginhlanhlatha mina ozithobayo ngiboniseni indlela ngoba ngokwazi kwami ngikhuliswe ngemilayo omunye kungothi inyathi ibuzwa kwabaphambili.Angilwi ngizama ukwakha
_________________________
OkaMasuku,Zikode,Mlondo Nqamakazi Nhlane Thundakuthole abafokazana Sinqamu sobhedu.Haaah mdlankunzi yedwa abanye bezihlanganyela

Top
#35324 - 11/20/07 06:59 AM Re: Inkundla [Re: Mbomboshe]
Zela Offline
Sakhamuzi

Registered: 01/19/07
Posts: 85
Loc: South Island,NZ
Tshela mina Gwebedlakasiba,ukwenzeni lumuntu?
_________________________
i love this site

Top
#35325 - 11/20/07 09:38 AM Re: Inkundla [Re: Zela]
Mbomboshe Offline
Mafikizolo
*****

Registered: 10/01/07
Posts: 11
Loc: silobela matebeland north zimb...
Mfokababa umfokazana lo ungenza ngimsole ukuthi ungezinye zezinhloli zalabo abasicindezelayo.Uthi mina indlela engibhale ngayo iyamnyanyisa kodwa ndididwa yikuthi ubhale ngenxenye yesindebele lengxenye yesizulu.Mina eyami'ndaba ngiyibhale ngesindebele sakithi.Angiyisoli indlela yena abhala ngayo lulimi lwabokhokho bethu isizulu kodwa akangathi ngoba yena esecabanga ukuthi ungumzulu abesethi umuntu obhale isindebele ubhala amanyala.Thina sizohlanganisa amakhanda lokwakha isizwe sakithi.Asilukhuliseni ulimi lwethu siluhloniphe uMzilikazi wasakha isizwe sakithi lwakhulunywa lolimi-okuyisindebele
_________________________
OkaMasuku,Zikode,Mlondo Nqamakazi Nhlane Thundakuthole abafokazana Sinqamu sobhedu.Haaah mdlankunzi yedwa abanye bezihlanganyela

Top
#35340 - 11/21/07 08:14 AM Re: Inkundla [Re: Mbomboshe]
Zela Offline
Sakhamuzi

Registered: 01/19/07
Posts: 85
Loc: South Island,NZ
Ngiyakuzwa Gwebedlakasiba,wena zikholisele eNkundleni ya ,ngizakhuluma laye lumuntu okucasulayo. \:\)
_________________________
i love this site

Top


Moderator:  Jakalas 
ShayaFM
Shaya FM is currently OFF AIR. Sorry to disrupt your listening. Your favourite radio station will be back on air ASAP!
New Topics
May
Su M Tu W Th F Sa
1 2 3 4 5
6 7 8 9 10 11 12
13 14 15 16 17 18 19
20 21 22 23 24 25 26
27 28 29 30 31
Top Posters
Mabila 2123
Zwangendaba 1391
Dokotela 1298
Lobengula 1077
BhudiMathawuzeni 810