Eita Sgero! Ya, ube le talenta uMoshe, way ahead of his youthful time/age. Kangiyazi i tribute le oyitshoyo, unganginika more details ngayo na, ngiyidinge masinyane, kumbe if unayo ngizayiboleka hk?
Did you know ukuthi omunye umfana obevuthela i sax uMoses Khumalo sewatshona naye futhi, kanye no lulu Gontsana yene obedume ngokuvuthela i trumpet. Mandla Masuku naye sewavaya. Argh mani!
Ibambe, ungay'yeki. Zabalaza!
_________________________
Impi iyoz'ilwe nini? Yithi umgoqo ovimb'esangweni!