|
0 registered (),
6
Guests and
1
Spider online. |
|
Key:
Admin,
Global Mod,
Mod
|
|
|
#37025 - 03/27/08 09:20 PM
is it Matebeleland or Mandebeleland is it KwaBulaw
|
Sikhulu
Registered: 03/16/08
Posts: 299
Loc: uk
|
eNkundleni ngiyakhonza. Mthwakazi angazi noma yimina ngedwa ongazi ukuthi kungani sibizwa Matebele kube thina sizibiza ngamaNdebele? matebeleland? i think it should be Mandebeleland. inkosi uMzilikazi yatha umuziwayo ngegama lesigodlo senkosi uShaka ,Kwa-Bulawayo. lokho ngikwazi impela. manje kuzakanjani ukuthi kuthiweBulawayo.are we ashamed of our origins or some people do not want us to know of our origins? ngiyabuza nje mthwakazi. ngiyabonga.
|
|
Top
|
|
|
|
#37031 - 03/28/08 06:50 AM
Re: is it Matebeleland or Mandebeleland is it KwaB
[Re: Potshoza]
|
Ngqwele
Registered: 01/19/05
Posts: 196
Loc: KwelikaMjoji
|
The name Matebeleland is part of our beautiful heritage. Our history is so interesting, sikhumbule ukuthi uma sisithi THINA, sigoqela abantu abaningi lapha. Igama leli salinikezwa ngabeSotho/Tswana, ngesikhathi uMzilikazi efuduka from kwaZulu walwa nabeSotho namaTswana. These people were assimilated into the Matebele nation, they are full citizens of Matebele nation. Mzilikazi did not say that ngoba ligwinyiwe angingeke ngilivume lelo gama, cha, bekuyindlela yakhe yokwakha isizwe ekhaliphileyo njalo enhle kakhulu. Mzilikazi wasn't just a military strategist but an administrator as well. His abilities were amazing. Just imagine how many obstacles have faced his nation, but it is still intact, it is because of his amazing nation building skills, his legacy is enduring. Everyone who is a Matebele has same and equal citizenship rights.
|
|
Top
|
|
|
|
#37034 - 03/28/08 08:39 AM
Re: is it Matebeleland or Mandebeleland is it KwaB
[Re: Madlenya]
|
Ngqwele
Registered: 02/21/08
Posts: 166
Loc: KZN
|
Madlenya
Kuyabongeka njalo kuyancomeka ukuphendula kwakho, ngikuthandile mpela
_________________________
Novus Ordo Seclorum
|
|
Top
|
|
|
|
#37035 - 03/28/08 08:53 AM
Re: is it Matebeleland or Mandebeleland is it KwaBulaw
[Re: Potshoza]
|
Sikhulu
Registered: 03/16/08
Posts: 299
Loc: uk
|
Mthwakazi ngiyabingelela. ngiyabonga ngokunginceda kuloludaba.into yikuthi mfethu ongakhaliyo ufela embelekweni. thina singuMthwakazi asizazisi sesabe nokubuza noba umuntu engazi. isigodlo engisaziyo sakwa-Bulawayo siKwa-Zulu. yikho nje ngithi if leyandawo yethu yathiwa ngeKwa-Bulawayo. uyazi okunye okufika emqondweni wami,abaningi abaziigncwaba lenkosi uMzilikazi likuphi. mfowethu.thina la esakhe khona sihamba ngenyawo uma siyalapho kuphumule khona iNkosi.incwaba lenkosi liseduze kwelikaMlamlankunzi.kukhona indawo ebizwa Kwa-Mthwakazi ekhaya mfethu. selusela khona. encwabeni lenkosi uma ufika khona kuskuma inwele mfuthu. lona alimangalisi nje kodwa liyathusa. mfowethu sokwagcwala amashona.babiyela ingcwaba likaMlamlankunzi bekhokhisi amangisi azobona lesisimanga samangwaba asematsheni.phela uMlamlankunzi wangcwatshwa lezinduna ezazimlwisa, wathi ufuna zingcwatshwe naye ngoba zingamaqhawe. ngikhuluma ngendawo engelusela khona.salakahle
|
|
Top
|
|
|
|
#37047 - 03/28/08 04:53 PM
Re: is it Matebeleland or Mandebeleland is it KwaB
[Re: Madlenya]
|
Sikhulu
Registered: 11/06/02
Posts: 205
Loc: Zimbabwe
|
Uqinisile Madlenya ukuthi igama elithi, "matebele" or whatever liqhamuka kwabe Suthu / Tswana groups. Ngesikhathi uMzilikazi engena ezweni labe Suthu/Tswana kwaba lezimpi ikakhulu nabo Somnisi. Kanti vese uMzilikazi ubethunywa wuShaka ukuhlasela lezi zizwe. Babemzonda abesuthu ngalokho. Singakhohlwa ukuthi ubeyi General kaShaka uMzilikazi. Leligama lona bathi likhomba umuntu okulandelelayo - cishe okunengayo, okuhluthunelayo or persecuting you. Some say likhomba amathebe - shields that were in use. Suthu had shields too. So what was unique with Mzilikazi's shields. Nothing. Why? Because they would have called Zulus, Ndebele too. But I think ukuthi ngempela akulona gama elihle. It is a corupted and wrongly interpreted name. I am personally happy with Mthwakazi. Yena uKhumalo waxwayisa izinduna engakakhothami ukuthi kwenzeke kwelinye ziqoqe uzulu kuxazululwe kuvunyelwane ukuthi yiliphi igama isizwe esizozibiza ngalo. Uqinisile ukuthi he was a strategist and did not want to impose his will. Kwakuzokwenzeka lokho kodwa ashesha afika amabhunu ahlasela isizwe sachitheka. Ngaphambili kokuhlaselwa ngamabhunu sibona nawe Madlenya uzama ukuhluthuna ubukhosi ngoba inkosikazi yakho ikuyengile. Ubugovu mfethu!! Basically Madlenya is attempting to create his own nation since 'the nation" did not have a patented name at that time. It still needed to have an identity. It was in the laboratory. Ngabelungu who popularised the name, "ndebele" and confused this with the Ndebele of South Africa - a different tribe altogether. Mzilikazi's nation is a Zulu off-shoot. Yes it integrated all other tribes in it but it remained essentially a Zulu tribe in terms of its economy and military tactics. It still remains Zulu to this day. Bulawayo is named in respect of Shaka. Mzilikazi and Shaka were never enemies. When he departed from Zululand, Shaka refused that a detachment be sent against Mzilikazi. Shaka must have known that he would be assassinated and warned Mzilikazi about it. Those who doubt this must recall that Nkulumane was widely known to have been sent back to Zululand so he could be taught how to govern. People believed this since it seemed logical. It is only Dingane who attacks Mzilikazi in modern - day Gauteng, after the earlier had participated in assassinating Shaka.Dingane is soundly beaten on both occassions as he tries to wrestle inkomo from Mzilikazi. Mzilikazi will finally lose the heaviest wars these brave brave Ndebeles ever fought. Im produ of these women and men. Not amagwala la engiwabonayo. I am proud of their achievements. Mzilikazi is pushed over Limpopo, goes in Bots and Zambia to "see the size of the land". He leaves tsetse fly infested Zambia to only find Nkulumane ruling. Kills him. That is life. Let me end by saying Madlenya needs to be brought before the courts of Matland for the deaths he caused during uMvukela 
|
|
Top
|
|
|
|
#37048 - 03/28/08 06:29 PM
Re: is it Matebeleland or Mandebeleland is it KwaB
[Re: ntombankala]
|
Ngqwele
Registered: 01/19/05
Posts: 196
Loc: KwelikaMjoji
|
OkaMadlenya uzimisele ukuma phambi koMthethwandaba azivikele. Ntombankala i am sure that the name Matebele originated from the Sotho/Tswanas. Whether it was a derogatory term or not that i can not say.If you may take your time to read Madlenya's post you will realise that he does not say whether he prefers the Matebeleland over Mthwakazi or not, nor did he make any preference between MaNdebeleland and Matebeleland. Madlenya has his preference but he reserves his preference for later date.
|
|
Top
|
|
|
|
#37049 - 03/28/08 06:42 PM
Re: is it Matebeleland or Mandebeleland is it KwaB
[Re: ntombankala]
|
Sikhulu
Registered: 03/16/08
Posts: 299
Loc: uk
|
Mthwakazi ngikhulekile ekhaya.waze wangihlekisa we ntombankala. uthi uMadlenya akathonisiswe? ngelethu ngivumelana nawe. uzwileke Madlenya ungathi lendaba iqhamuke noDuze. icala aliboli mfowethu. on a serious not, Ntombankala ngiyabonga. kodwa mina bengithi lesizwe samaNdebele ase s.a kwakuyisizwe sinye sikaMzilikazi esasala endleleni. izibongo zabo ziyefana nezethu, well iningi lazo.angithi sonke siyazi ukuthi ngesikhathi saboSenzangakhona kwakukhona isizwe sakwaNdwande,esakwaZulu esakwaMthethwa ect mina bengithi nesamaNdebele besilapho. ushaka kwaba wuyena owahlanganisa konke wathi akubizwe uZulu. kwakukhona isigodlo sakwa-Bulawayo. infact sikhona namanje. cha ngiyaphosisa mangithi sasikhona. as for indlela iyalendelwa yiNkosi uMzilikazi esuka Kwa-Zulu bengithi wasuka what is known as Stanger today washosholoza wayagudla eSwatini, hence amaNdebele. washosholoza waya eJozi, washosholoza waya eMafeking. hence uthola imbalu okuthiwa Mzilikazi caves. wasengena eButswanaland. wafica isizwe esikhulu esasihamba singahlomile. wamangala ukuthi madoda mani ahamba engaphithe ngisho sagila imbala.nabaTswana bamangala ukuthi lamadoda ahlome kangaka angabe aqhamukaphi. wathi uMzilikazi ngingahlala la ngithathe ubukhosi kodwa ngoba labuntu abalwi kuyabe kufana nokuthi utshontshe ubukhosi nomhlaba wangawuthandi. washosholozake waya towards between plumtree and bietbridge. washosholozake waya ezintabeni zaseMatopo lakwakhe,kuqhamuka khona lendoda ebhalayo. yilapho yakhothamela iNkosi. incwabalayo lilaphoke. angazi noma kukhona la ngiphazamakhona? ngiyabonga.
|
|
Top
|
|
|
|
#37066 - 03/29/08 10:43 AM
Re: is it Matebeleland or Mandebeleland is it KwaBulaw
[Re: Potshoza]
|
Ngqwele
Registered: 06/09/07
Posts: 130
Loc: emaguswini
|
Ngivumelana lawe Potshoza. Abawulandayo umlando bathi okaMatshobana wethe isigidlo sakhe ngoGibixhegu. Njengoba inkosi lenkosi bekumele yakhe owayo umuzi iwususa phansi, uLobhengula laye wakha, esakhe isigodlo wasibiza uMhlahlandlela, kwathi ngemva kwempi yomvukela loZwangendaba kaMbiko Masuku wakhulisa uBulawayo lo esimaziyo lathi.
Thina singuMthwakazi kaNdaba, ondlela zimhlophe. Omakhelwane bethu bangasenhla lasentshonalanga, lapho ebekuthunjwa khona, sizwa kuthiwa baqale ukusibiza ngaMathebele, bethi ngolwabo ulimi (Sotho & Tswana); kimathebele, okutsho ukuthi insizwa eziphatha amahawu amade, one of the military reforms adopted KwaZulu in the times of Tshaka.
Bekuthi nxa kuzwakale ukuthi kubonakale izilo zakwelikaMzilikazi kuleyondawo, zahlukaniswe futhi zichazwe ngakho lokho ukuthi ziyilabo abaphethe amahawu amade- ki-Mathebele, kuchazwa abantu vele wonke umuntu obakhumbula from bethumbe okwakuqala besakhulisa isizwe kusayiwa lapho uMthwakazi afika akha khona.
It would follow ukuthi nxa sekusenziwa i-reference ngendawo lapho uMthwakazi ahleli khona, leyo reference isenziwa ngabelungu ababhale umlando, besekuthiwa Matabeleland (kubhalwa ngaleyo ndlela abelungu abebekuqonda ngayo, including what is a mispell mgolwethu ulimi).
Ngaleyondlela-ke as part of the record of history as well as i-heritage inherent thereof, the world came to know and refer to isiqephu somhlaba lapho mina lawe esizalelwe khona njenge-Matabeleland.
this is a narration from iZJC history yami.
Edited by vunguza (03/29/08 10:52 AM)
_________________________
Koze kubenini, what will it take?
|
|
Top
|
|
|
|
#37072 - 03/31/08 11:13 AM
Re: is it Matebeleland or Mandebeleland is it KwaBulaw
[Re: Lobengula]
|
Ndunankulu
Registered: 04/07/05
Posts: 656
Loc: Solongo Life
|
Lobengula ngiyajabula ukukubona njalo mfowethu.
Bantu abahle ngilombuzo lana, kanti emaNdebeleni kwakuleNkosi ezingaki?? Am told that abantu bako Mabhena labo balenkosi yabo le eseMpumalanga eGoli and lumuntu wayevele eyiNkosi lasekadeni. Kanti abako Mabhena ngoMntungwa na?? Yiwona yini amaNdebele Ndebele njengokuzwa kwami ngabanye abezembali??
Bengicela lisize lingixazululelo loludaba.
Okunye ludaba luka S'nqobile Mabhena induna yesifazane, endulo, kwakuvele kulento enje kumbe sokuyisikhiwa???
_________________________
Pope John Msupa
Isiquzi esingadli ntanga zamuntu
|
|
Top
|
|
|
|
#37077 - 03/31/08 01:46 PM
Re: is it Matebeleland or Mandebeleland is it KwaBulaw
[Re: Msupatsila]
|
Sakhamuzi
   
Registered: 08/13/07
Posts: 58
Loc: Mthaniya
|
http://www.amandebelekamusi.com/sponsors.htmlhttp://www.cyberserv.co.za/users/~jako/lang/isindebele/index.htmoM abhena, Masuku, Magutshwa, sikhosana, mafu etc, are soem surnames popularly found eMpumalanga. I personally think that the oroginal ndebele people are th eMpumalanga ndebele, who may have left kwaMthaniya way before the consolidation of uZulu by iLembe. Having dominated the region between Gauteng and Mpumalanga, which was previously domain to the Ndebele, Sotho,Tswana clans, i find it odd that the group led by Mzilikazi then got called amaNdebele, instead of amaZulu, (I appreciate that the new head name "amaNdebele" encompasses the new conquered tribes...) , some say it was in way of hiding their origin from Dingane..., whose armies were thwarted by Mashobane's seasoned armies....What ever the true reason for the origin of the name Ndebele, it makes for interesting debate, but my two cents worth is that indeed the Mabhenas and Masuku's do originate from amaNdebele kaMusi,...one proud nation they are, tune into iKwekwezi fm...Interestingly a Ndebele from Mpumalanga and a Mthwakazian Ndebele would struggle to communicate compared , i specify, dismally, compared to a Zulu and Mthwakazian Ndebele...so the origin and culture of the latter is not a matter of debate...
|
|
Top
|
|
|
|
#37078 - 03/31/08 02:15 PM
i quote from Shamase as well....inkwali yeNkosi...
[Re: Bhakaniya]
|
Sakhamuzi
   
Registered: 08/13/07
Posts: 58
Loc: Mthaniya
|
Ngoba abakwaNzuza bengabakini nje, ngithe angikuchathekele okulandelayo ngenzansi engikucoshele kona ngomlando walomkhakha wabantu. Engethemba kuzofeza ezinye zezilokotho zakho zokuzazi ubuwena bakho.
AbakwaNzuza
Abantu bakwaNzuza ngokusempeleni akusibona abakwaZulu, kodwa baqhamuka eLusuthu. Ukufika kwabo kwelakwaZulu bafika ngesikhathi amakhosi efuna izinyanga eziqinile zokuqinisa amabutho awo ukuze babe namabutho aqinile futhi banqobe kalula izimpi.
Kwenzeka-ke ukuthi indoda ethize eyayiqhamuka kwelabeSuthu, yayingumuntu owaziyo amakhambi lana ayefunwa ngamakhosi.
Yona yayihamba izifunela indawo yokwakha, kwamsiza-ke lokhu kwazi kwakhe amakhambi lana, ngoba kwamtholisa indawo yokwakha kwelaKwaZulu. Kuthiwa kwakuyinkosi uSenzangakhona okwafika kuye indoda yoMsuthu egama layo kwakunguMgidi, owayehamba nendodana yakhe uNondumo kanye nomnawakhe uMqalane bephuma esizweni sakwaMaboko, phakathi nezwe.
Kuthiwa umuntu onguyena owathola indawo kwaZulu kwaba nguNondumo indodana kaMgidi, owayinikwa nguShaka. UShaka wanika lendoda indawo eseduze nomfula uMfule lapho kwakwakhe khona abakwaXulu. Laphaya eMfule, uNondumo wayithola leya ndawo ngoba ebeyinyanga yempi kaShaka eyayilwa noZwide kaLanga wakwaNdwandwe.
UNondumo kuthe ukuba athole indawo lena wayesethi: 'sengithole indawo, ngiyizuze ngemithi yami.' Kwase kuthiwa bangabakwaNzuza ngoba bezuze izwe ngemithi noma, ngokwelapha.
|
|
Top
|
|
|
|
#37080 - 03/31/08 04:58 PM
Re: i quote from Shamase as well....inkwali yeNkosi...
[Re: Bhakaniya]
|
Ndunankulu
Registered: 04/07/05
Posts: 656
Loc: Solongo Life
|
Kuyazwakala Mfowethu Bhakaniya, catheka okunye njalo. Ikhanya lindaba imnandi.
So ngubani iNdebele. uMzilikazi wayeyini? njalo aMabhena bona babeyini??
Mhlawumbe ungayilonda usuchazela ngezizwe ezazi njengamaqwabe, amantungwa njalo njalo kungazwakala.
Uyazi imbali yakwethu kangiyiqondi kahle kahle. Kusho ukuthi oMabhena bona ngabenhla and oMntungwa ngabezansi, ngicela ukuqondiswa bandla.
_________________________
Pope John Msupa
Isiquzi esingadli ntanga zamuntu
|
|
Top
|
|
|
|
#37081 - 03/31/08 05:36 PM
Re: is it Matebeleland or Mandebeleland is it KwaBulaw
[Re: Bhakaniya]
|
Sikhulu
Registered: 11/06/02
Posts: 205
Loc: Zimbabwe
|
Kuyiqiniso lokhu okuphanyeke lapha mfethu ukuthi a Mthwakazian Ndebele and an Mpumalanga Ndebele would struggle to communicate with each other. It shows the two languages are not entirely related whereas with a Zulu, you will not experience major differences. That also explains why the "Ndebele language" at tertiary educational level in Zim is taught with isiZulu. Its quite clear why. The Mpumalanga Ndebele are a colourful tribe that decorates much of what they do. I doubt Mzilikazi's Ndebele were that "colourful". Somewhere someone had a post on "origins yezibongo". It would be interesting to read that post. Do you know that surnames like Sibanda, Ncube, and these, Madondo, Zungu, Shandu, Gumbi, Mabika, Machi - all found in Mashonaland are Zulu? Maybe i should say they are Nguni. But they are found among Zulus. oMpofu quite often are Xhosa and there are Zulus going by that surname as well. Crazy. Plenty of Zulus go by Dube, Ndlovu, Nkomo and yet we have come to think about Gumede, Mthiyane, Madlala, Khumalo, Mabhena as probably the 'original" or abangaphakathi!! Lutho! On the surface, we may think that we know so much about ourselves but in reality, we know tiny pieces that need to be put together to establish a pattern. And only then, inkomokazi emabalabala will start to emerge!
|
|
Top
|
|
|
|
|
|
Shaya FM is currently OFF AIR. Sorry to disrupt your listening. Your favourite radio station will be back on air ASAP!
|
|
|
|
|
1
|
2
|
3
|
4
|
5
|
|
6
|
7
|
8
|
9
|
10
|
11
|
12
|
|
13
|
14
|
15
|
16
|
17
|
18
|
19
|
|
20
|
21
|
22
|
23
|
24
|
25
|
26
|
|
27
|
28
|
29
|
30
|
31
|
|
|
|
|