THIS FORUM HAS NOW MOVED TO WWW.INKUNDLA.COM/FORUM.
Links

Inkundla Recent Posts
Who's Online
0 registered (), 6 Guests and 1 Spider online.
Key: Admin, Global Mod, Mod
Newest Members
Ngwako, flamz, kyotik, nyawana, Manqotshana
2964 Registered Users
Topic Options
Rate This Topic
#37373 - 04/11/08 08:33 PM U Dokotela Sikhanyiso Ndlovu
Thabo70 Offline
Sakhamuzi

Registered: 03/27/08
Posts: 50
Loc: Norfolk
UsiKhanyiso udingani kuZANU. Kukhanya uyakuthakazelela ukugcoba udaka lwezanu.Kanti ukhona olenamba yakhe, ngilembuzo engifuna ayiphendule. Ufuna ukutshelwa ngabantu abanengi, kukhanya kaboni ukuthi ilizwe lonakele. Ufuna ukutshelwa kuthophele.Kanti yena UMsika ke kuyangimangaza ukuthi ingqondo bazisa ngaphi. UMsika kumele amsthele uMgabe ukuthi maruza.


Edited by Thabo70 (04/11/08 08:33 PM)
_________________________
mhl

Top
#37406 - 04/12/08 08:52 PM Re: U Dokotela Sikhanyiso Ndlovu [Re: Thabo70]
abafokazi Offline
Ngqwele

Registered: 07/15/03
Posts: 115
Loc: Luton, england
umdingelani uSikhanyiso, umdala olahlekileyo kakhulu. Ukuthi umuntu abelebizo lesindebele akutsho ukuthi they represent umthwakazi. Kahambe ayefela khatshana, uJonathan Moyo aze abengcono kulaye.

Top
#37407 - 04/12/08 09:09 PM Re: U Dokotela Sikhanyiso Ndlovu [Re: Thabo70]
duze Offline
Sikhulu

Registered: 03/16/08
Posts: 299
Loc: uk
mfowethu ngiyakubingelela. cha mfana wenzani ungihlekisa kangaka. usuku lonke ayikho into engihlekise njengenkulumo yakho. uthi wena uMsika atshele umgabe ukuthini? maruza? ingabe uzozwa na. kodwa cha mfana ungibulele nge mbambo. ingabe kushoni lokho. maruza, mgabe maruza. ungathi ngiyabona. ye mgabe maruza. ngiyabonga mfethu. nceda phela nsizwa usho ukuthi kushoni ngesintu lokho. salakahle


Edited by duze (04/12/08 09:12 PM)

Top
#37468 - 04/15/08 10:13 PM Re: U Dokotela Sikhanyiso Ndlovu [Re: duze]
Thabo70 Offline
Sakhamuzi

Registered: 03/27/08
Posts: 50
Loc: Norfolk
Duze ngiya kubingela ngane yesilo, If somebody has lost what do they say in shona, ngoba ulimi lwabo angilutholikuhle.
_________________________
mhl

Top
#37474 - 04/16/08 12:53 PM Re: U Dokotela Sikhanyiso Ndlovu [Re: Thabo70]
mbaleki Offline
Sakhamuzi

Registered: 08/17/07
Posts: 87
Loc: Mawaba
Thabo no Duze,take it from me,the less you know ngalolyana ulimi,the better,mina ngifisa ukuthu ngabe kuyenzeka ngi-delete wonke amagama engiwaziyo awesitshona,ngingezwa even a single word yakhona,kufane lesi greek nje.
_________________________
The person who risks nothing,does nothing,has nothing,is nothing....

Top
#37494 - 04/16/08 09:58 PM Re: U Dokotela Sikhanyiso Ndlovu [Re: Thabo70]
duze Offline
Sikhulu

Registered: 03/16/08
Posts: 299
Loc: uk
Thaboz, kunjani namhlanje kwesakho isigodi? ngakwesami kuyabanda nsizwa yakwethi.kodwa ke cha mfethu isaphila insizwa akukholutho olubi mfo. angazi phela mfethu mina loluyalimi angikaze ngiluzwe. angikaze ngihlale nabantu abakwazi ukulukhuluma. kodwa phela ibihlekisa indlela oyibeke ngayo. umfowethu uthi masikhohlwe nje ngoba alumnandanga nokwenza. so cha mfethu mina sengiyibeka phansi lento. into nje engimangazayo yikuthi why be rasa kangaka uma bekhuluma? umsindo wakhona ungathi kuyaliwa. ungafunga ukuthi kuyophuma isidumbu ngempela. uzwe sebehleka.kodwa phela yisiko lakubo lelo.thina uma sikhuluma sikhulumela phansi ngoba uzozwa kuthiwa akewehlise iphaphu kuyikudelela ukubanga umsindo uma umntu ekhuluma.sala kahle Mthwakazi omuhle.


Edited by duze (04/16/08 10:00 PM)

Top
#37580 - 04/20/08 06:41 AM Re: U Dokotela Sikhanyiso Ndlovu [Re: duze]
lungani Offline
Sakhamuzi
*****

Registered: 08/13/07
Posts: 62
Loc: Broomall PA USA
USikhanyiso katshiyane lento yabe tshabi le abathi yizanu. Wasted brains and talents.
_________________________
Okungapheliyo kuya hlola. Don't give-up on King Lobhengula's Bulawayo.

Top


Moderator:  Jakalas 
ShayaFM
Shaya FM is currently OFF AIR. Sorry to disrupt your listening. Your favourite radio station will be back on air ASAP!
New Topics
May
Su M Tu W Th F Sa
1 2 3 4 5
6 7 8 9 10 11 12
13 14 15 16 17 18 19
20 21 22 23 24 25 26
27 28 29 30 31
Top Posters
Mabila 2123
Zwangendaba 1391
Dokotela 1298
Lobengula 1077
BhudiMathawuzeni 810