Ngithe bakwethu sike sikhumbuzane ngalapho esisuka khona njalo okuyinsika yobuntu bethu, yikho ngizothanda ukubuza imibuzo embalwa, ozothola inani elingaphezu kwabanye uzothola umvuzo omuhle. Kodwa ukuze ukwazi ukuwuthola lowo mvuzo kuzomele ubekhona mhlaka 12 lapho engizokunikeza wona khona.
"From all i could learn from friends and foes, he is brave, and in seasons of real danger possesses great deliberation"
Ngubani owasho lawa mazwi njalo ewaqondise kubani?
_________________________
THE RACE IS NOT FOR THE SWIFT NOR THE BATTLE FOR THE STRONG, BUT FOR THOSE WHO ENDURETH.