|
0 registered (),
4
Guests and
1
Spider online. |
|
Key:
Admin,
Global Mod,
Mod
|
|
|
#40420 - 10/06/08 12:01 AM
WHY TSHOLOTSHO ?
|
Sakhamuzi
Registered: 05/09/08
Posts: 54
Loc: Tsholotsho
|
Ngiyabingelela enkundleni kaMthwakazi ohloniphikeleyo.Ngilombuzo ngesigaba seTsholotsho:Kungani abantu bakithi bethanda ukulwa baze babulalane bodwa ukwedlula ezinye izigaba zelizwe.Okungimangalisa kakhulu yikuthi yindaba bengalwi ngezandla noma induku bekhetha ukugwazana?.Ngize ngibe lenhloni ukutshela umuntu ukuthi ngindabuka eTsholotsho.Lentombi lazo ungazitshela ukuthi ungowaseTsholotsho zala zembe phansi zithi lina liyagwaza.Sizani lina besizwe sikaMthwakazi siyaphela isizwe sakithi.
_________________________
edlezinye
|
|
Top
|
|
|
|
#40421 - 10/06/08 01:59 AM
Re: WHY TSHOLOTSHO ?
[Re: ngubo]
|
Sakhamuzi
Registered: 04/14/08
Posts: 64
Loc: Old location
|
Wena where do you get your statistics from, coz mina im from tsholotsho and noone has ever talked about inqamu or amastitistics awenqamu akho.
|
|
Top
|
|
|
|
#40422 - 10/06/08 07:12 AM
Re: WHY TSHOLOTSHO ?
[Re: makhokhoba]
|
Mafikizolo
Registered: 09/25/08
Posts: 7
Loc: dongamuzi
|
am not from tsholotsho, but all these things i guess its one of those things people say to pollute a section just like what people from mpumalanga say about amandebele and vi-versa. wena as a true mthwakazi, tshaya induku phansi and set your point clear and let the people know the truth. its like where i went for my schooling, they knew i was from zim hence thought i was a frikken shona but as a Mthwakazian, i carried my flag high, letting everyone know the real difference and they still know ukuba kulabantu besintwini kibo kamgabe and they respect that. but without putting your points clear and to be known by others, you will always be a victim ugcine usungu-mahambayedwa number 2!!!
_________________________
mntungwa wamampela
|
|
Top
|
|
|
|
#40430 - 10/06/08 02:11 PM
Re: WHY TSHOLOTSHO ?
[Re: ngubo]
|
Mafikizolo
Registered: 10/02/08
Posts: 9
Loc: Dombodema
|
Ndomubuyisa kwazo bana bakwaMthwakazi ndoti Munjani!!!
It hasn't been proven stastically lokho ukutshoyo, kodwa mina engikengakubona ngisasemilageni eBotswana abafana beTsholotsho bebedume ngokugwaza lontshontsha choselele.Mina bengihlala labo, bekungapheli i2days singagijinyiswanga ngama SSG ngenxayabo.
Mina ngokubona kwami lesiyasigaba senziwa ngumumo wombangazwe,ukungangokuthi impi yaba affecta pschologicaly. Ikakhulu kubo Nkunzi, koWuwana,CawunaJena laboSlwane le abafana bakhona balolaka kabi!!!
_________________________
Higokonkomola tjuluka zila dzinuwe
|
|
Top
|
|
|
|
#40432 - 10/06/08 02:25 PM
Re: WHY TSHOLOTSHO ?
[Re: MsanakubuKalanga]
|
Ngqwele
Registered: 06/14/08
Posts: 173
Loc: durban, south africa.
|
do you want "statistical proof"? i suggest you visit i Siphepha police station ufune uNcube, the OIC, and uzoyibonela ukuthi for sure, on assults,GBH,attempted murder, and murder, isiqinti sakini sihamba phambili!!above national average!! however you shouldn't be emotional and remain in denial mbeki-style because isimo angeke sitshintshe!!
_________________________
those who don't use their freedom to fight for their freedom will lose their freedom!!
|
|
Top
|
|
|
|
#40438 - 10/06/08 02:51 PM
Re: WHY TSHOLOTSHO ?
[Re: ngubo]
|
Mafikizolo
Registered: 08/07/08
Posts: 28
Loc: tembisa
|
it doesn't need a rocket scientist to prove ukuthi abantu baseTsholotsho are brutal. lapha egoli if you go to Diepsloot and see abakwenzayo you will be shocked. ukhona omunye undoda abambulala ngokumhlahlela ikhanda ngembazo and bezisho futhi ukuthi bona bangabeTsholotsho bazombonisa. the guy who survived the attack lived to tell the story.this is just one of many incidents that take place every now and then.angazi ke kodwa ukuthi lokho ingabe kubangelwa yini. possibly this is one of the after effects of guku...whatever. most of these people saw their parents and elders being mutilated and baphelelwa ngunembeza as this area was one of the worst affected by that unGodly deed.
_________________________
shwabada Mashwabada kaMbome noNgili, izinyane lenkanyamb' okwasa belizingela kwashon' ilanga belalusile.
|
|
Top
|
|
|
|
#40441 - 10/06/08 03:25 PM
Re: WHY TSHOLOTSHO ?
[Re: mashwabada]
|
Mafikizolo
Registered: 11/16/04
Posts: 6
Loc: South Africa, Pretoria
|
Yi Propaganda & u all falling for it. Mina bafowethu ngizalwa khona eTsholotsho futhi ngikhulele khona, abantu bakuleyandawo abehlukanga kulabantu baseZim yonkana. Into nje yindawo oMgabe labanganebakhe abangazange beyithandisise kahle kungakho baqala khona into ethiwa phecelezi yi propaganda, ngoba ibe iyistrong hold se ZAPU. Yilapho abaqala khona ikakhulu kumaphephandaba ka Hulumeni bethi itsholotsho lokhu itsholotsho lokhuyana. Yebo izigebengu zikhona njengayonke indawo kodwa izasetsholotsho indaba ziyabikwa ngoba ngezaseTsholotsho. Okunye lami ngibe ngize ngibambe osezansi uma ngifunda izigigaba zase Tsholotsho kodwa njengomuntu okhulele khona okunye ngikubone nje ukuthi sekusengwa lezimithiyo. Amastatistics wenu lawa maybe they dont apply kulendawo yaseTsholotsho engibuya kuyo umbuzo omkhulu yikuthi a apulaya ngaphi
Abonge ungubonkulu, umthunzi ophumula amashishi lamajongosi uNkiwani isihlahla osithandayo
|
|
Top
|
|
|
|
#40447 - 10/06/08 06:58 PM
Re: WHY TSHOLOTSHO ?
[Re: Dinga]
|
Ndunankulu
Registered: 05/31/04
Posts: 642
Loc: United Kingdom
|
Ngihleka ngingahleki ngendaba le. Kwiminyaka ethile edluleyo u circuit magistrate we Tsholotsho watholika umthetho ngendlela that was supposed to suit iTsholotsho. Abezomthetho babona ukuthi mhlazana kulama khefu, abafana bakithi behlile bevela eGoli, kwakusiba lokwanda kwama assault and assault with GBH and inenganyana lakhona kwakube kutshaywe amapholisa ngemvubu. Umthetho wawusithi ungadabula umuntu ngemvubu, i find (hahaha fine) yakhona yayikubo $50 and for abafana bakithi kwakuyimali encane kakhulu nxa sebentshintshe ama Rand. Umuntu wayetshaya intombi yakhe kumbe loba ngubani abavusane endaweni zokunathela. Ipholisa lingafika, alidabule lalo ngempama kumbe ahwatshe imvubu emoteni alelule eqolo. Engabotshwa laphaya avalelwe, kuyathi kufika ku Mantshi ngelanga elilandelayo kube yi fine nje yenaleyo eye $50. Aziphumele umGoli, ayelungiselela ukugibela ngeyi face (first)!
UMantshi wakubona loku ku prevalent wasetshintsha isigwebo. Kwakuthi ungabanjelwa i assault nje, vele wazi ukuthi i six months usuyibelethe kungela find (fine).
Ngingazi kumbe lokhu okunje kukhona kwezinye iziqinti. Engikubona lapha yikuthi yebo, iTsholotsho isingathi iduma ngama assault. Akutsho ukuthi abantu bonke beTsholotsho ngabantu bokulwa. Nanko labo Kezi badume ngokubotshelwa ithothotho, kodwa akutsho ukuthi wonke umuntu we Kezi ngumpheki wethothotho. ELupane labo badume ngokugamulana ngamahloka. KuThitshi labo badume ngokuba lama solar panel emakhaya. Abe Chipinge labo badume ngombane lemithi yolunyoka.
Ngibona uluhlu lweTsholotsho lugcwele abafana bakithi abachapha baya eGoli. Siyazi sonke impilo yeGoli lanini yayidume ngokugwazana. Ama 3 star sawazi evelela eGoli. People who then went on to live in Goli found it kuyindlela that was used to solve/settle any score and yikho mina engicabangela ukuthi i influence yasuka lapho seza layo esiqintini seTsholotsho. Cultural influences and self-esteem plays a big role in the adoption of ezinye izinto ezinhle kumbe ezimbi.
Ngingakezwa umsindo wokuthi wena awukho eTsholotsho, ithi ngihle ngiwuvale ngokuthi ngibuya khona eTsholotsho elayinini yako Phondo.
_________________________
Ingotsha enhle iyawubiyela umuzi
|
|
Top
|
|
|
|
#40450 - 10/06/08 08:46 PM
Re: WHY TSHOLOTSHO ?
[Re: mashwabada]
|
Sakhamuzi
Registered: 04/14/08
Posts: 64
Loc: Old location
|
Zwana mashwabanda yipropandanda kuphela mina ngizalwe ngakhulela khona inswelaboya zikhona everywhere. I wqas checking amalatest newspapers awasehaya akula ngitsho issue engiyibonileyo ngenkuzi ebanjwe khona
|
|
Top
|
|
|
|
#40468 - 10/07/08 11:22 AM
Re: WHY TSHOLOTSHO ?
[Re: Dinga]
|
Ngqwele
Registered: 10/25/03
Posts: 150
Loc: uk
|
HAyi Dinga usulahleka. Susola iZanu loMgabe batheni ngeTsholotsho? i post iqalwe nugmuntu wakulesosiqinti based on a mafacts awathole emapholiseni? Asiyekeleni ukuhlala sifuna ukuhlala singamavictims lalapho esingamaperpetrators otherwise we wont find a solution to our problems. Ngabe ipost ithe amashona agwaza amaNdebele ngabe siyezwa.We cannot blame Igukura for abantu abayizikliwi nje. Kanti IGukura yaba seTsholotsho kuphela? Yiyo eyenza eKezi bahlanyiswe yithothotho? Mina ngivela khona ! I think nje ukugwazana kudumile as a choice of weapon ----its just a trend nje ekhona .Abantu bekopana nje kuphela. I mean lapha ko Aunty Lizzie ama teenagers ase qedene ngokugwazana( mostly Black). We cant blame slavery can we?Yikuganga nje kwabomatshayinyoka kuphela.
_________________________
Mande
|
|
Top
|
|
|
|
#40470 - 10/07/08 01:22 PM
Re: WHY TSHOLOTSHO ?
[Re: nomandebele]
|
Mafikizolo
Registered: 07/28/08
Posts: 18
Loc: suid afrika
|
Mina ngicabanga ukuthi abantu baseTsholotsho balezibindi (brave)mhlawumbe njengoba Inkosi Umzilikazi yafikela khonale, kungenzeka ukuthi iculture abasuka layo KwaZulu azange iphele.
|
|
Top
|
|
|
|
#40474 - 10/07/08 04:31 PM
Re: WHY TSHOLOTSHO ?
[Re: Njiva]
|
Ngqwele
Registered: 06/14/08
Posts: 173
Loc: durban, south africa.
|
there is a difference between umuntu olesibindi(brave) and umuntu ogangileyo/isigebengu/ubhinya (like "abantu be Tsholotsho")
_________________________
those who don't use their freedom to fight for their freedom will lose their freedom!!
|
|
Top
|
|
|
|
#40477 - 10/07/08 05:16 PM
Re: WHY TSHOLOTSHO ?
[Re: mpumelelo101]
|
Nduna
Registered: 12/30/07
Posts: 323
Loc: Canada
|
Kulabo abathi abantu beTsholotsho yizigebengu, akelingichazele ukuthi ubugengu bubangwa yini, lokuthi obabantu baseTsholotsho bubangwa yini. Cacani bakwethu, akukuhle ukusukela abantu bengenze lutho.
_________________________
Ngingumthakathi wezigodo, umkhunkuli, angibhenyelwa nsangu mina, lizowukhomba olotshwala.
|
|
Top
|
|
|
|
#40479 - 10/07/08 05:58 PM
Re: WHY TSHOLOTSHO ?
[Re: Mthakathi27]
|
Ngqwele
Registered: 06/14/08
Posts: 173
Loc: durban, south africa.
|
you will note that i used "abantu be tsholotsho" in quotes. i was clarifying the distiction between bravery and criminality/thuggery.more like ukuthi ingane edla imali ye fees ayilasibindi, iyisigebengu. it is worth noting that unlike umasendeke who acted solo most bugebengu in tsholotsho in on a broader scale, kukhona eziqintini ezinengi and its high profile!! i believe ubugebengu bubangwa ngabantu abadelelayo, abalamakhanda ashisayo, and it is perpetuated by the vicious cycle of revenge and lack of forgiveness. this is the case with my personal experiences with "tsholotshans" from jozi to nemane to siphephato mpanezdiba!! indaba zabo malume spills over to abazukulu, ezabosisi abamithiswayo spills over to obhudi abamithiselweyo ezako makhaza spill over to ehibrow ezasekapane spill over to emlazi etc!!
Edited by mpumelelo101 (10/07/08 06:05 PM)
_________________________
those who don't use their freedom to fight for their freedom will lose their freedom!!
|
|
Top
|
|
|
|
#40485 - 10/08/08 12:28 AM
Re: WHY TSHOLOTSHO ?
[Re: Njiva]
|
Ngqwele
Registered: 10/07/08
Posts: 127
Loc: LONDON
|
mhlawumbe njengoba Inkosi Umzilikazi yafikela khonale, kungenzeka ukuthi iculture abasuka layo KwaZulu azange iphele. Kahleni bo, akelicace. INkosi u Mzilikazi yafikela eTsholotsho?
_________________________
There is no Darkness but Ignorance! Siku Information Age Mthwakazi.
|
|
Top
|
|
|
|
#40493 - 10/09/08 09:04 AM
Re: WHY TSHOLOTSHO ?
[Re: JJMATSHETSHE]
|
Mafikizolo
Registered: 06/20/07
Posts: 6
Loc: At Large
|
Juja majuja. Bajuje bajujeke. Jujuju sesikhona thina abafana base Mpanedziba, thina abafana bakoSodaka, koDlamini, Dlakapiya, sithi kuseMhlabeni lana, ezakithi zinatha eMgodimasili. Bangaphi okhazi bakoPhondo, koSipepa, koMalindi uze uyebamba uGwayi. Okungayisikufa yikuphi? Nxa ulegazi eliyigreen, chuma ngoba uteketane uzokhala mfethu.
Mthwakazi omhle akesitshiyane lento zokudelelana. Akukho muntu ogwazwa mahlayana kwelakithi ebuSili. Kugwazwa ongqavungqekethe abanjengabanye benu lapha asebesidelela besibiza izigebengu, obhinya lakho konke okunye okungamaganyana kokweyisa. Lingaseyisi kanje ikakhulu ngemva kokuzibiza ngelikaMthwakazi.
EbuKhalanga komakhelwane lakho bagwazana ubusuku lemini, baphinde badhubulane ngezibhamu. Balezizatho zabo nabo
EbuTonga lakho bayagamulana bephihlizane ngazagila. Nabo ke balezabo izizatho.
Asakhaneni Mthwakazi hatshi ukwenza ubunke ngamaphoso ezihlobo zethu.
Kwabafundileyo abaqeqeshileyo labo asebesibona ukungaphucuki, asebezibona jusi, bhasop nizobeletha uteketane. Zihlonipheni ukuze sinihloniphe nani.
Yimina isili elidla ngokujuja, mina enginatha igazi ngesikhathi sokoma.
_________________________
Babethi angibulawe! Sengiphendukile njalo.
|
|
Top
|
|
|
|
#40502 - 10/10/08 03:03 PM
Re: WHY TSHOLOTSHO ?
[Re: nomandebele]
|
Mafikizolo
Registered: 11/16/04
Posts: 6
Loc: South Africa, Pretoria
|
Umafacts lawo yiwo engiwaphikisayo njalo ngileqiniso lokuthi lomuntu uthe eqala ipost le akazange a thi amastatistics uwathethe emapoliseni okwangenza ngacabanga ukuthi njengabanengi abafana laye amastatistics abo bawathatha emaphephandabeni. Bengilihamba mina izwe lakithi uthole nje abantu bekwesaba bethi wena ubuya eTsholotsho ngakho liyizigebengu liyagwaza uma uzama ukubuzisisa akekho lokukodwa okwaziyo ngaphandle kokuzwa kumaphephandaba, Akakaze alubeka ko Guduza,EMathe lakoNshaba izigaba zakithi. Lokho NomaNdebele kubizwa kuthiwe yiPropaganda lapho uthola abantu bekholelwa kokuthile abangakaze bazibonele khona kodwa ngoba kuphakanyiswa kakhulu yiMedia ethile.Njalo ngizakutshele it ia a known fact ukuthi iGugurawunde was more severe eTsholotsho more than anywhere else kwelikaMthwakazi, And the supposed isisusa salokhu was also found in Tsholotsho amaweapons.Without trying to dwell on that Abantu basetsholotsho balobuntu, bayalima njalo balemfuyo abasizona inswelaboya ngoba mina ngeke ngivume.
Avalelise ukhwekhwekhwe maxhegu bambani intomga ngoba usetshilo okaDinga umtwana uthi thina singamajaha futhi siyahlabana uma sivukile. Malvin Nkiwani
|
|
Top
|
|
|
|
#40503 - 10/10/08 05:24 PM
Re: WHY TSHOLOTSHO ?
[Re: mpumelelo101]
|
Mafikizolo
Registered: 11/16/04
Posts: 6
Loc: South Africa, Pretoria
|
Wempumelelo umuntu ofanele ukugwaza abanye sengathi nguwe ngitsho ngamagama akho okhetha ukuwasebenzisa enkundleni sibanengi kangaka kodwa ulesibindi sokusibiza amabizo angaphindwayo ikakhulu uma ulijaha elilembeko eliphuma eTsholotsho njengami. Ngamafitshani ngithi mfowethu yekela ukuvele ugoqele abantu bonke uphinde uhambe uthembela kuloba yini oyizwayo.
Angibaleki kodwa ngiyahlehla ngisayakhokha amandla njengenqama ungangibizi ngegwala wendod'edelelayo
M Nkiwane
|
|
Top
|
|
|
|
#40504 - 10/10/08 05:43 PM
Re: WHY TSHOLOTSHO ?
[Re: Dinga]
|
Ngqwele
Registered: 06/14/08
Posts: 173
Loc: durban, south africa.
|
uxolo bafethu!!xolani bafethu!! its a pity ukuthi most of you deliberately didn't get what i clearly said!!! i put "abantu betsholotsho" in quotes. meaning that i refer to the high profile criminals from eTsholotsho okuyibona abagcona the majority of abantu ababuya etsholotsho. personally i respect tsholotshans maar i have no respect for any tsholotshan who doesn't agree that crime is a problem in tsholotsho, especially in nemane, ekapane, kosiphepha etc
_________________________
those who don't use their freedom to fight for their freedom will lose their freedom!!
|
|
Top
|
|
|
|
#40507 - 10/10/08 06:41 PM
Re: WHY TSHOLOTSHO ?
[Re: makhokhoba]
|
Sakhamuzi
Registered: 05/09/08
Posts: 54
Loc: Tsholotsho
|
Kungani abantu ababuya kithi balutshwana yikho ngingatholi impendulo engcono.Kulabantu abazi iTsholotsho bebuya kwezinye indawo njengakobulawayo,abanye bezofunda ezikholo.Mina Ngubo angithandi ukuthi ngikhuluma ngento engiyaziyo uzwe umuntu ethi 'STATISTIC'what for?Njalo kukhona abantu lapha enkudleni abazi iTsholotsho ngoba babengo driver labo condukitha.Mina ngizalwa khona ngikhule ngibona abantu begwazana ngezinqamu lamarazor.Ngikhuluma nje kwaze kwathunyelwa amagreenbomber coz kugwazwe amapholisa amabili.kulabantu abathathu abaphansi ngezinqamu engibaziyo.If you go anyway even ejele [SUNCITY]ungathi Tsholotsho uqedile.Meet intombi uthi Tsholotsho izakutshela ukuthi umina wamtshela ukuthi ungakhombi eTsholo.
_________________________
edlezinye
|
|
Top
|
|
|
|
#40511 - 10/10/08 07:48 PM
Re: WHY TSHOLOTSHO ?
[Re: ngubo]
|
Sakhamuzi
Registered: 04/14/08
Posts: 64
Loc: Old location
|
Zwana Ngubo mina ngizalelwe e Jimila lobu ubungebengu ngamanga. Qalani libuze iPlamtree lamakhalanga ngento okuthiwa yibungebengu. Hamba egoli kusasa uthi uthi ulikhalanga bazovele bathi uyisigebengu kodwa ungathi ubuya etsholotsho akula muntu obuza okunengi ngawe. Why.
|
|
Top
|
|
|
|
#40512 - 10/10/08 08:08 PM
Re: WHY TSHOLOTSHO ?
[Re: makhokhoba]
|
Sakhamuzi
Registered: 05/09/08
Posts: 54
Loc: Tsholotsho
|
Makhokhoba zwana igoli lelo okhuluma ngalo ngilazi njengesitshwala sonyawuthi.ngileminyakha ngisiya khona njalo ngihlala khona abantu abaseGoli inengi labo licabanga ukuthi wonke umuntu weZim likhalanga ngitsho lamapholisa athi everyone likhalanga.Ndoda yakhithi uyathanda noma awuthandi iTsholotsho inzima.
_________________________
edlezinye
|
|
Top
|
|
|
|
#40517 - 10/11/08 12:41 AM
Re: WHY TSHOLOTSHO ?
[Re: makhokhoba]
|
Sikhulu
Registered: 03/16/08
Posts: 299
Loc: uk
|
we ndoda bayazi ukuthi bayoqalakuphi ngoba bayazi ukhona wena.
|
|
Top
|
|
|
|
#40528 - 10/12/08 12:12 AM
Re: WHY TSHOLOTSHO ?
[Re: Gaselomhle]
|
Mafikizolo
Registered: 06/20/07
Posts: 6
Loc: At Large
|
Ummgcele waseTsholotsho lasePlumtree ukuphi?
_________________________
Babethi angibulawe! Sengiphendukile njalo.
|
|
Top
|
|
|
|
#40538 - 10/12/08 05:07 PM
Re: WHY TSHOLOTSHO ?
[Re: Sili_Elikhulu]
|
Sakhamuzi
Registered: 05/09/08
Posts: 54
Loc: Tsholotsho
|
Ngumfula uMANZAMYAMA.Philani zihlobo.
_________________________
edlezinye
|
|
Top
|
|
|
|
#40556 - 10/13/08 03:14 PM
Re: WHY TSHOLOTSHO ?
[Re: ngubo]
|
Mafikizolo
Registered: 12/19/06
Posts: 18
Loc: RSA
|
Yaze yavuleka ayakithi thina base Zhowane, esikakela emgaqweni ngoba sithembe inkani hatshi ijubane! Thina sakhe koMvundlana elayinini kaLupinde eduze lakoMtshayazafe. Okudume khona indoda yayo Mazibisa ethengisa i "1 bar bread and 1 loaf soap". Laze langi khumbuza ezakudala.
reasons for violence:- There are several and take your pick 1. Yes Mzilikazi travelled north around that area before coming back more inland and taught the locals how to bring it on! 2. 1st freindly populated area as ZIPRA enters NF2 and hence groth of the war and all its ugliness 3. Large population that works in JhB ince the 1940s and mirrors SA behaviour 4. Destination of many nguni's banished to eMaguswini and hence violence for scarce land with abathwa 5. Home of the 1st dissident "Oliver" and Number 11 (during asebly points era) and hence what followed 6. Many arms catches as route from gwayi river (NF1 & NF2) into Bulawayo and hence what came after arms catches 7. Gukurahundi 8. Only place to have refused both ZANU and MDC!!!!!!!!!! 9. Kulezibawu eziluma okwamagama
|
|
Top
|
|
|
|
#40557 - 10/13/08 03:29 PM
Re: WHY TSHOLOTSHO ?
[Re: Nyandeni]
|
Ndunankulu
Registered: 05/31/04
Posts: 642
Loc: United Kingdom
|
Nyandeni hahahaahha ungakhohlwa ukuthi phezu kwezibawu, kulomkhawuzane obulala izifuyo kakhulu. So, yonke indawo ye mpilo yeTsholotsho, kiler, killer!
_________________________
Ingotsha enhle iyawubiyela umuzi
|
|
Top
|
|
|
|
#40788 - 10/31/08 02:11 PM
Re: WHY TSHOLOTSHO ?
[Re: Siphepheli]
|
Mafikizolo
Registered: 10/06/08
Posts: 2
Loc: Johannesburg,South Africa
|
Kukithi, siyaziqhenya,siyazigqaja ngakho,kungaba semaguswini amnyama okulendawo engabonwa tshe kodwa kusekhaya-siyaya
|
|
Top
|
|
|
|
#40885 - 11/05/08 06:39 PM
Re: WHY TSHOLOTSHO ?
[Re: mpumelelo101]
|
Sakhamuzi
Registered: 08/12/05
Posts: 52
Loc: Ezinangeni
|
mpume kanti uphumaphi
_________________________
Ngamukeleni bo!
|
|
Top
|
|
|
|
|
|
Shaya FM is currently OFF AIR. Sorry to disrupt your listening. Your favourite radio station will be back on air ASAP!
|
|
|
|
|
1
|
2
|
3
|
4
|
5
|
|
6
|
7
|
8
|
9
|
10
|
11
|
12
|
|
13
|
14
|
15
|
16
|
17
|
18
|
19
|
|
20
|
21
|
22
|
23
|
24
|
25
|
26
|
|
27
|
28
|
29
|
30
|
31
|
|
|
|
|