THIS FORUM HAS NOW MOVED TO WWW.INKUNDLA.COM/FORUM.
Links

Inkundla Recent Posts
Who's Online
0 registered (), 4 Guests and 1 Spider online.
Key: Admin, Global Mod, Mod
Newest Members
Ngwako, flamz, kyotik, nyawana, Manqotshana
2964 Registered Users
Topic Options
Rate This Topic
#40453 - 10/06/08 09:31 PM Utshwala besintu
makhokhoba Offline
Sakhamuzi

Registered: 04/14/08
Posts: 64
Loc: Old location
Mina bengithi kesikhumbuzane ngo tshwala besintu esibuphuza ekhaya. Ngicela ongangilandisela ngokuthi itototo, umhiqo, iseveni days noma yibuphi utshwala besintu sibuhluza njani.

Top
#40459 - 10/06/08 11:35 PM Re: Utshwala besintu [Re: makhokhoba]
Mthakathi27 Offline
Nduna

Registered: 12/30/07
Posts: 323
Loc: Canada
umbuzo wakho makhokhoba angiwutholi kahle mina, uzama ukuthi buphekwa/bugaywa kanjani loma uqinisile ngokuhluzwa lokho?
_________________________
Ngingumthakathi wezigodo, umkhunkuli, angibhenyelwa nsangu mina, lizowukhomba olotshwala.

Top
#40461 - 10/07/08 12:29 AM Re: Utshwala besintu [Re: Mthakathi27]
makhokhoba Offline
Sakhamuzi

Registered: 04/14/08
Posts: 64
Loc: Old location
Mina bengithi sixoxisane ngokuthi buhluzwa njani utshwala besintu

Top
#40462 - 10/07/08 12:48 AM Re: Utshwala besintu [Re: makhokhoba]
Mthakathi27 Offline
Nduna

Registered: 12/30/07
Posts: 323
Loc: Canada
Makhokhoba ngiyethemba awuqondi umehluko phakathi kokuhluza lokupheka utshwala. Ukuhluzwa kotshwala kuyingxenye yokuphekwa kotshwala. Uma ufuna kukhulunywe ngokuhluzwa kotshwala hayi kulungile, uyathatha ivovo ufake insipho ubesuyahluza.
_________________________
Ngingumthakathi wezigodo, umkhunkuli, angibhenyelwa nsangu mina, lizowukhomba olotshwala.

Top


Moderator:  Jakalas 
ShayaFM
Shaya FM is currently OFF AIR. Sorry to disrupt your listening. Your favourite radio station will be back on air ASAP!
New Topics
May
Su M Tu W Th F Sa
1 2 3 4 5
6 7 8 9 10 11 12
13 14 15 16 17 18 19
20 21 22 23 24 25 26
27 28 29 30 31
Top Posters
Mabila 2123
Zwangendaba 1391
Dokotela 1298
Lobengula 1077
BhudiMathawuzeni 810