THIS FORUM HAS NOW MOVED TO WWW.INKUNDLA.COM/FORUM.
Links

Inkundla Recent Posts
Who's Online
0 registered (), 10 Guests and 1 Spider online.
Key: Admin, Global Mod, Mod
Newest Members
Ngwako, flamz, kyotik, nyawana, Manqotshana
2964 Registered Users
Topic Options
Rate This Topic
#40473 - 10/07/08 03:52 PM how do u tell
flow Offline
Mafikizolo

Registered: 12/13/05
Posts: 1
Loc: wychood
madoda umfazi uma engasakufuni or mhlawumbe esekhombile yiziphi impawu ezikhomba lokho-----mina ngicabanga ukuthi intombi yami uthando seluphela ngoba njalo ungi acuser ngezinto ezi use less,and lami sengiyabona ukuthi lokho akuhambi kodwa kukhona okutshaya amanzi

Top
#40478 - 10/07/08 05:20 PM Re: how do u tell [Re: flow]
Mthakathi27 Offline
Nduna

Registered: 12/30/07
Posts: 323
Loc: Canada
Okokuqala mina ngicabanga ukuthi kumele uqale ukhangele ukuthi wena wenzeni loma wenzani along the way, kwathi uma kunjalo wena waziphatha njani? Kodwa kuyenzekala ukuthi uthando luphele nje ngaphandle kokukhomba ngaphandle loma ukuxabana. Umfazi ungambona ekuaccusser ngicabanga ukuthi kuyinto enhle ngoba lokho kulinikeza ithuba lokuthi lixoxe ngobudlelwano benu lokuthi lingabenza kanjani ukuthi bube ngcono.
_________________________
Ngingumthakathi wezigodo, umkhunkuli, angibhenyelwa nsangu mina, lizowukhomba olotshwala.

Top


Moderator:  Jakalas 
ShayaFM
Shaya FM is currently OFF AIR. Sorry to disrupt your listening. Your favourite radio station will be back on air ASAP!
New Topics
February
Su M Tu W Th F Sa
1 2 3 4
5 6 7 8 9 10 11
12 13 14 15 16 17 18
19 20 21 22 23 24 25
26 27 28 29
Top Posters
Mabila 2123
Zwangendaba 1391
Dokotela 1298
Lobengula 1077
BhudiMathawuzeni 810