THIS FORUM HAS NOW MOVED TO WWW.INKUNDLA.COM/FORUM.
Links

Inkundla Recent Posts
Who's Online
0 registered (), 10 Guests and 1 Spider online.
Key: Admin, Global Mod, Mod
Newest Members
Ngwako, flamz, kyotik, nyawana, Manqotshana
2964 Registered Users
Topic Options
Rate This Topic
#40988 - 11/12/08 07:11 AM UMGCAGCO
Fuze Offline
Mafikizolo

Registered: 11/11/08
Posts: 1
Loc: South Africa
Bafowethu no dade, ngithi angikhuleke kunina nonke enkundleni. Ngenenkinga mayelana nomshado wesintu. Ngashada isilungu eminyakeni emibili eyedlule. Manje ngizimisele ukushada isintu kodwa ngidinga ulwazi olujulile mayelana nalomshado. Bengingajabula uma ngingathola onalwazi angiphe incazelo egcwele, kakhulukazi kulezihloko
Ukuhlaba (Ukuphambana kwezinhlangothi)
Imvunulo
Izikhathi zokwenza
Umabo
Kanye-ke nokunye okungaba wusizo

Ngiyabonga

Top
#40989 - 11/12/08 07:29 AM Re: UMGCAGCO [Re: Fuze]
Bhakaniya Offline
Sakhamuzi
*****

Registered: 08/13/07
Posts: 58
Loc: Mthaniya
go to facebook, find, umabo, umkhehlo etc, there is a guy called TC Buthelezi, uSokwalisa, uShenge, lendoda ngokujula kwayo esikweni lwesizulu ungacishe ucabange ukuthi ikhehla kodwa angicabngi ukuthi useyihlanganisile engamashumi amabili nanhlanu ...uyena ozokuxhasa we nsizwa yakithi...sisangayithungela ngasese uma kugculisa inhliziyo yakho, wongithumela umyalezo ungezubonwa yibandla enkundleni...

Top
#40990 - 11/12/08 10:25 AM Re: UMGCAGCO [Re: Bhakaniya]
Madlenya Offline
Ngqwele

Registered: 01/19/05
Posts: 196
Loc: KwelikaMjoji
Bhakabha
Hawu mnumzane musa ukwenza kanje, sinikeze ulwazi ngoba nathi siyaludinga. Mina ngifisa ukwenza umshado wesintu, yikho nami ngingamane ngihlomule khona lana.Siza mfowethu.

Top
#40991 - 11/12/08 10:49 AM Re: UMGCAGCO [Re: Bhakaniya]
mbaleki Offline
Sakhamuzi

Registered: 08/17/07
Posts: 87
Loc: Mawaba
my search fro umabo or umkhehlo didnt yield anything,there is a very small group called inkaba kamthwakazi for people that are ntrying to preserve i heritage yesintu,its very small and has next to nothing,if ulento ongabanceda ngayo bafakele ama post abanye abantwana
_________________________
The person who risks nothing,does nothing,has nothing,is nothing....

Top


Moderator:  Jakalas 
ShayaFM
Shaya FM is currently OFF AIR. Sorry to disrupt your listening. Your favourite radio station will be back on air ASAP!
New Topics
February
Su M Tu W Th F Sa
1 2 3 4
5 6 7 8 9 10 11
12 13 14 15 16 17 18
19 20 21 22 23 24 25
26 27 28 29
Top Posters
Mabila 2123
Zwangendaba 1391
Dokotela 1298
Lobengula 1077
BhudiMathawuzeni 810