Bakwethu;

Sesisondele isikhathi se khisimusi yona eqeda ama dollar/pound/yen/rand etc and kulabo abadinga izipho zokunika olavi funani Bra Hugh's DVD "Live at the Market Theatre".

Hayi, the boy's still doing it fo-sho and with a stellar line-up of top SA musicians, hayi it's pure magic ngempela. Kulabo abathanda njalo belandela umculo we Afro-Jazz, leli DVD is a must noma nje kalitholakali kalula okwamanje.

Enjoy pure Afro-jazz with the whole family with this DVD. The song "Ibala Lami" must be an anthem to abantu abansundu mhlaba wonke.

Kunjalo-nje, ibambeni, lingay'yeki. Zabalaza!
_________________________
Impi iyoz'ilwe nini? Yithi umgoqo ovimb'esangweni!