|
0 registered (),
4
Guests and
1
Spider online. |
|
Key:
Admin,
Global Mod,
Mod
|
|
|
#41281 - 12/17/08 01:56 PM
NGICELUSIZO
|
Mafikizolo
Registered: 11/06/08
Posts: 9
Loc: South Africa
|
Ngiyabingelela Mthwakazi.Mina nginombuzo ongihluphayo kakhulu ,mhlawumbe kukhona ongangisiza njengoba umthwakazi ebanzi kangaka.Kathi kwenziwa yini ukuthi abantwana bemulini abangamantombazana uthole bonke sebeze bebakhulu bengendanga,kungela ngitsho noyedwa onomtwana njelokho kodwa ma ubabheka ngabantu abanama 30somthing years.Futhi ma ubabuza ukuthi why bengendanga bakutshela ukuthi ukufisa bayafisa but abatholi,ma bethola amadoda kuphelela emoyeni,and lokhu kwenzakala kummndeni wonke from abantwana bakobabomdala kusiya kwababobabomncane.Yini inkinga njalo ukhona yini mthwakazi onolwazi ukuthi leyo problem yelatshwa kanjani?Noma yiso leso isdina?Angisakwazi?
|
|
Top
|
|
|
|
#41282 - 12/17/08 02:22 PM
Re: NGICELUSIZO
[Re: Nobubele]
|
Sakhamuzi
Registered: 04/14/08
Posts: 64
Loc: Old location
|
The thing is bafuna ukuqala bagijimise lokhu engingakubiza ngokuthi yiprofession. By the time sebefuna ukusekla down bayabe bengasekho abantu bokubashada.
|
|
Top
|
|
|
|
#41285 - 12/17/08 02:40 PM
Re: NGICELUSIZO
[Re: Nobubele]
|
Mafikizolo
Registered: 11/06/08
Posts: 9
Loc: South Africa
|
Ngiyabonga Makhokhoba and ngiyakuzwa okutshoyo but amanzi asechithekile kudala,iprofession igijinyisiwe mpela but ma sekunje kwenziwani,ngoba phela umendo uyafunakala lapha ekhaya.Akenisize.
|
|
Top
|
|
|
|
#41286 - 12/17/08 06:34 PM
Re: NGICELUSIZO
[Re: Nobubele]
|
Mafikizolo
Registered: 12/16/08
Posts: 4
Loc: United kingdom
|
Ngivumelana lawe Makhokhoba thats true.
|
|
Top
|
|
|
|
#41289 - 12/18/08 12:06 AM
Re: NGICELUSIZO
[Re: Nobubele]
|
Mafikizolo
Registered: 09/27/07
Posts: 32
Loc: Land of milk and honey!
|
kungezeka baya thakatha abangakini njalo esikhathini esiningi sisuke sengazi ukuthi kuyathakathwa ngakwethu kunkanti abangaphadle abayibo abafanele batshade abangakini osisi badidwa yikho lokho kodwa njengoba omunye etshilo nje amaproffession nayo ayeza abantu bazibone bengathi bengconokunomuntu wonke kanye naloyo obezotshada ngubani umakubuya emtshadweni ikalakatha luthando olungela mehlo, pho odawenu uma belothando olulamehlo ngeke bafa batshada fethu.
Edited by dumas64 (12/18/08 12:11 AM)
|
|
Top
|
|
|
|
#41297 - 12/18/08 11:01 AM
Re: NGICELUSIZO
[Re: dumas64]
|
Mafikizolo
Registered: 03/06/08
Posts: 17
Loc: GP, Mzansi
|
Mina ngizohlawumbisa phezukwalokhu okuchazileyo. Ngizophawula ngezinto ezimbili: Kungenzeka kulokuganga okwenzakalayo ekhaya kumbe ubuthakathi. Uphilampilo bani lomdeni okhuluma ngawo njalo wakhele kuphi? Sincede sikuncede.
Ngiyabonga
_________________________
It is not falling into the water, but lying in it, that drowns.
|
|
Top
|
|
|
|
#41298 - 12/18/08 01:29 PM
Re: NGICELUSIZO
[Re: Nobubele]
|
Mafikizolo
Registered: 12/05/07
Posts: 37
Loc: Zim-Parliament
|
nxa kunjengendlela ochaza ngayo, nxalingamakrestu, bikani eNkhosini, yikho kanye lapho uNkulunkulu akhanya khona ukuba ngunkhulunkulu kwakhe---nxa sibhekane nezinto esingeke sathola amaSolutions for then ngolwazi lwethu langa mandla ethu. nxalingayisibo amakrestu, hambani kuleyo nkolo elilayo, kumele ilincede.nxa likholwa emadlozini hambani liyothola uncedo, nxa njalo lingama atheist, i belief system yenu kumeli ilincede ukusoluva i problem. ungabona i belief system yakho ingakuncedi to solve your problems, then its either kawuyizwisisi leyo belief system or kayisebenzi--you might have to change it. ngamafitshane ngithi elikholwa kukho kumele kulincede! asazi kumbe this help in any way.
|
|
Top
|
|
|
|
#41301 - 12/18/08 02:34 PM
Re: NGICELUSIZO
[Re: Nobubele]
|
Mafikizolo
Registered: 12/05/07
Posts: 37
Loc: Zim-Parliament
|
Nobuhle, iPost yami ephezulu ngiyilobe ngingakabali i response yakho to QhaweLaseMosega's post ethi "Ngidinga Intombi YokuShada" sengiyabona ukuthi udubo lwenu aludingi a complicated solution, kahle kahle vele udubo yindlela elicabanga ngayo---le eyokubeka phambili imali. sure sure ucabanga ukuthi even yena u Qhawe engagijimisana lodadewenu serously ngemuva kokumbuza ngesikwama sakhe right in your first response? imali iqakathekile, wonkumuntu uyakwazi lokho but yindlela okubeka ngayo wena, vele kuveza ukuthi uthando awulwazi kahle kahle, ngoba phela lona ngokwalo alulani le mali. ungaqubeka ucabanga ngale indlela njalo ugwaba imali ngale indlela, cha, ngeke umthole ongakutshada, ungamthola uyabe ezithelile umthanenkhosi! phela kukhanya ku criteria yakho yokudinga indoda, top on the list yimali. rethink l'into, kuzenza ukuthi lithole i solution to ukungatshadi kwenu.
|
|
Top
|
|
|
|
#41422 - 12/24/08 01:45 PM
Re: NGICELUSIZO
[Re: Manyathela]
|
Mafikizolo
Registered: 05/21/02
Posts: 47
Loc: Kontuthu
|
Nobubele tsheri esidliwe yiminyaka, mana ngikutshele mina. Into oyitshoyo isijwayelekile phandle la and odade bakithi abanjengawe sebekhetha ukujola labantu bezinye izizwe ngoba that way, abaziwa ngumuntu wakulezo zizwe zamajita lawo.
Kunzima ngoba esikhathini uzathola amajita wakithi azele kumbe asephenduka emtshadweni unless ufuna i 'toy-boy' nje. Amadoda phela sifuna ukwandisa indlu zethu so if ule 37 iminyaka and uzangitshela nge kheriya lakho pho uthi sizabazala nini labo bantwana?
Engingakutsho yikuthi thola amajita wakithi, ungalahl' ithemba and if ikheriya yakho ingasoze idilike ngoba kawusebenzanga nge krismas, zwakala eDartford labangane bakho bonke eliku 'same boat' lizohlangana lo Serwanz lamanye ama jita.
Linganyanyi imbuthano yakini is rule number 1.
_________________________
Loxion Jive. Khwela!!
|
|
Top
|
|
|
|
#41550 - 01/04/09 05:38 AM
Re: NGICELUSIZO
[Re: Nobubele]
|
Ndunankulu
Registered: 03/06/03
Posts: 810
Loc: toronto/canada
|
Ngiyabingelela Mthwakazi.Mina nginombuzo ongihluphayo kakhulu ,mhlawumbe kukhona ongangisiza njengoba umthwakazi ebanzi kangaka.Kathi kwenziwa yini ukuthi abantwana bemulini abangamantombazana uthole bonke sebeze bebakhulu bengendanga,kungela ngitsho noyedwa onomtwana njelokho kodwa ma ubabheka ngabantu abanama 30somthing years.Futhi ma ubabuza ukuthi why bengendanga bakutshela ukuthi ukufisa bayafisa but abatholi,ma bethola amadoda kuphelela emoyeni,and lokhu kwenzakala kummndeni wonke from abantwana bakobabomdala kusiya kwababobabomncane.Yini inkinga njalo ukhona yini mthwakazi onolwazi ukuthi leyo problem yelatshwa kanjani?Noma yiso leso isdina?Angisakwazi? Lizame lokuya kuma sperm bank, phela these days uyakhona ukuzala ungela ndoda bayalifeeder amasperms kuphela libe lezisu nxa ezamadoda zisala
_________________________
Zonda Mthakathi
|
|
Top
|
|
|
|
#41637 - 01/08/09 02:38 PM
Re: NGICELUSIZO
[Re: Nobubele]
|
Mafikizolo
Registered: 03/04/03
Posts: 19
Loc: Etobotobo
|
Mina ngithanda ukwazi ukuthi lumdeni uwazi njani wena,ngoba phela mina ngilabafowethu abaningi njalo asikashadi.Okunye okumele kunanzelelwe yikuthi ukuze kube lomshado kumele kuqalwe kubonanwe kukhonjiswane,kuthandwane besekufika ke emshadweni.Nobubele ubatshele bedinge amajaha/uthando kuqala.Mina ngikhona la
_________________________
Ikhotha eyikhothayo,engayikhothiyo iyayikhahlela
|
|
Top
|
|
|
|
#41642 - 01/09/09 10:04 AM
Re: NGICELUSIZO
[Re: dingilizwe]
|
Ngqwele
Registered: 02/21/08
Posts: 166
Loc: KZN
|
Waze washo u Obert indodana kaba ukuthi akula lutho yizinto zabantu,
Izinto zabantu zifuna bona abantu.
Go and try Zinatha go and try
Akumina engatsho njalo ngu Ndux Malax uNduna Malaba
_________________________
Novus Ordo Seclorum
|
|
Top
|
|
|
|
#41643 - 01/09/09 10:07 AM
Re: NGICELUSIZO
[Re: dingilizwe]
|
Mafikizolo
Registered: 11/06/08
Posts: 9
Loc: South Africa
|
Ngodadewethu laba Dingi enkhuluma ngabo,ngilethemba nawe ekuphileni kwakho wawubone kweminye imndeni abantwana abangamantombazana akukho loyedwa otshadileyo hayi ngoba babukeka bebabi kodwa bebahle besebenza benobuntu njalo kodwa umendo ungabi khona,kuthi abangabafana nabo umtshado awuvuki. Hayi ke Dingi,ungithumele imniningwane yakho ke ngizobanikeza bakuthinthe.NakuNkundla yezothando nakhona kugcwele ama'fake" asazi ke ukuthi amadoda nabafazi abaqotho sebayakuphi.
|
|
Top
|
|
|
|
#41664 - 01/10/09 07:56 PM
Re: NGICELUSIZO
[Re: Nobubele]
|
Ngqwele
Registered: 07/30/08
Posts: 156
Loc: south africa
|
dadewethu mina ngibona ingathi kufanele lendaba yenu kelihlale phansi njengomndeni labadala bangakini libuzisise kakhulu kubo nxa kulenkinga izozivelela yona kodwa nxa kuyilokhuyana okokuthi mina ngiyisima kanje ngakho ngifuna indoda ethile then forget about getting married ezinye izinto you just try and see kodwa phela ngamadoda wodwa impohlo sibaningi la enkundleni ungabaxumanisa lenkundla ngilethemba bangazihlulekela bona.
_________________________
KEZI MAPHISA MAPHANENI KULA OZONGITHOLA KHONA.
|
|
Top
|
|
|
|
#41671 - 01/11/09 10:12 PM
Re: NGICELUSIZO
[Re: mg_d]
|
Mafikizolo
Registered: 01/01/07
Posts: 2
Loc: uk bristol
|
BIG SIS
UNGADABUKI NXA WENA UNOMUZI WAKHO. INKINGA SISI WAMI ISEKUTHINI UMNTWANA OYINKAZANA KUFUNEKA ANGALALI NENDODA ENGAKASHADI, NJALO UMNTWANA OYINKAZANA KUFUNEKA ASHADE ESASEMCANE NENDODA ENGAPHEZULU KWAKHE NGEMINYAKA ELITSHUMI NJALO ENGAKAZE ISHADE. SUCH A COMBINATION SISI IS FOR LIFE.
ANGEDHLULISI 24 YEARS UDADEWETHU ENGASHADWANGA NOMA ENGASHADWA YINDODA ENE 27 OR MORE YENA ENE 17 YEARS, ANGAHLONIPHA INDODA ENJALO UMA INGUMUNTU NGEMPELA UZOKUFA NALEYONDODA.
ODADEWETHU BATHANDA AMADODA AKWAZI UKUJAYIVA KAKHULU ETSHWALENI NALAWO AMADODA ABANGWA NGABAFAZI BONKE NGOBA EMAHLE KUMBE ENEMALI.
IMPILO INDE KAKHULU,UMUNTU KUFUNEKA AKHETHE NGONANZELELO UBAMBO LWAKHE.
MPHEMBELA NJA
|
|
Top
|
|
|
|
#41693 - 01/13/09 02:32 PM
Re: NGICELUSIZO
[Re: mosquito]
|
Ngqwele
Registered: 05/16/07
Posts: 133
Loc: UK
|
Kuyintando yoMdali weZulu, Lomhlaba, noLwandle, lakho konke okuphakathi kwakho lezi izinoto. Yena oHlela zonke izinto eziyenzakala ezindaweni zonke ezidalweni zakhe. UDumo Kuye oNamandla phezulu kwakho konke oFanelwe luDumo lonke kuyonke indawo kuzekubenanini nanini.
Edited by welly (01/13/09 02:36 PM)
|
|
Top
|
|
|
|
|
|
Shaya FM is currently OFF AIR. Sorry to disrupt your listening. Your favourite radio station will be back on air ASAP!
|
|
|
|
|
1
|
2
|
3
|
4
|
5
|
|
6
|
7
|
8
|
9
|
10
|
11
|
12
|
|
13
|
14
|
15
|
16
|
17
|
18
|
19
|
|
20
|
21
|
22
|
23
|
24
|
25
|
26
|
|
27
|
28
|
29
|
30
|
31
|
|
|
|
|