THIS FORUM HAS NOW MOVED TO WWW.INKUNDLA.COM/FORUM.
Links

Inkundla Recent Posts
Who's Online
0 registered (), 4 Guests and 1 Spider online.
Key: Admin, Global Mod, Mod
Newest Members
Ngwako, flamz, kyotik, nyawana, Manqotshana
2964 Registered Users
Topic Options
Rate This Topic
#41295 - 12/18/08 08:38 AM Enkundleni
Gaselomhle Offline
Ndunankulu
*****

Registered: 08/25/05
Posts: 516
Loc: Buqamama
Sekuleminyaka ethile linkundla isunguliwe, Ngiyazi kuyo siphathiseke ngendlela ezitshiyeneyo. Abanye have created personal friends, abanye bathola izixwayiso, ulwazi ngezamasiko, umbangazwe, imbali, etc, kanti mhlawumbe abanye sebemise imizi konke kusukele lapha.

Sigqiba umnyaka, ngicela kesabelane ukuphathiseka esesikutholile lapha enkundleni.

Mina ngithanda ukubonga kubasunguli balesisigungu ngoba lanxa ngisekudeni lekhaya la kungekho muntu owazi ulimi lwami ngithola ixetsha to be at home behind my screen ngikule Inkundla. Okwesibili ngithole abangane asebecitshe babeyizihlobo, abanye asikabonani ngamehlo kodwa bangabafowethu in every respect. Ngingalibali isikhathi sokuhleka engibelaso lapha enkundleni. Bekuphumuza inqondo, kuvuselele amandla.

Ngiyabonga
_________________________
>>Aspire to Inspire before you Expire<<

Top
#41307 - 12/18/08 06:30 PM Re: Enkundleni [Re: Gaselomhle]
Mthakathi27 Offline
Nduna

Registered: 12/30/07
Posts: 323
Loc: Canada
Mina ngithole amafriends epolitics lebusinisi.
_________________________
Ngingumthakathi wezigodo, umkhunkuli, angibhenyelwa nsangu mina, lizowukhomba olotshwala.

Top
#41310 - 12/18/08 08:27 PM Re: Enkundleni [Re: Mthakathi27]
mg_d Offline
Ngqwele

Registered: 07/30/08
Posts: 156
Loc: south africa
mina ziningi kabi into engizithole la eNkundleni bafowethu ukuhlangnela lamanye amadoda imibono nje eyahlikene. lonke bafowethu enkundleni mina ngithi kini ukhisimusi omuhle lonyaka omutsha onempumelelo lenjabulo phambili ngeMPC.
NGICELA UNCEDO WASHONAPHI UDUZE MADODA.
_________________________
KEZI MAPHISA MAPHANENI KULA OZONGITHOLA KHONA.

Top
#41325 - 12/19/08 03:03 PM Re: Enkundleni [Re: mg_d]
Bullet_Success Offline
Mafikizolo

Registered: 07/14/08
Posts: 44
Loc: Manxeleni
Ngaqala ukuvakatshela Inkundla ngo 2005 kodwa ngize nga register this year (2008). Into engithanda ukuyibuza yikuthi ngubani onika abantu ama titles lawa okuthi mafikizolo, ngqwele sakhamuzi and the like and usebenzisa criteria bani ukunikeza ama titles lawa.

Otherwise ngiyifisela impilo ende leyi site


Edited by Bullet_Success (12/19/08 03:05 PM)
_________________________
KUZOLUNGA

Top


Moderator:  Jakalas 
ShayaFM
Shaya FM is currently OFF AIR. Sorry to disrupt your listening. Your favourite radio station will be back on air ASAP!
New Topics
May
Su M Tu W Th F Sa
1 2 3 4 5
6 7 8 9 10 11 12
13 14 15 16 17 18 19
20 21 22 23 24 25 26
27 28 29 30 31
Top Posters
Mabila 2123
Zwangendaba 1391
Dokotela 1298
Lobengula 1077
BhudiMathawuzeni 810