|
0 registered (),
4
Guests and
1
Spider online. |
|
Key:
Admin,
Global Mod,
Mod
|
|
|
#41334 - 12/20/08 02:00 AM
THE MPC DISCOURSE
|
Ngqwele
Registered: 10/07/08
Posts: 127
Loc: LONDON
|
Kuyajabulisa ukubona siqhuba kanye ngengxoxompikiswano ngeproduct kaMthwakazi enjengeMPC.Ngingafanisela ngithi at the present momment abantu abanengi baqeda amaresources abo lapha eNkundleni bedingida ngeMPC than any other political organisation yaseKhaya. Kwakuhleke lokho.
I MPC kayizame ukuthola amandla lokuqina kulabo abayixhothozayo kunye lakulabo ababukayo.We have detractors laphe mhlabeni , albet some of them are veiled. MPC must toughen up but still learn from those detractors who are fond of half truths or mixing the truth and pure lies to achieve their objectives.Surely, if MPC was a nonentity ,few people would bother wasting their time by engaging in this discourse. It is interesting that amanye ama MPC 'critique' are akin to a 'consultant's report' ma sibheka ubonono abhalwe ngabo and therefore can not be discarded njenje. Mina ngithi, there you are guys, learn for free kuleyo mibhalo (and try to address some of those issues kustrategy senu), ngoba they may represent a section of Mthwakazi's views.
Akesihloliseni ukuthi ithini i logic of truth: 1)Akusiqiniso ukuthi i MPC ingazibeka namhanje eKhaya njengeqembu lepolitiki( in what ever shape or form) bazothunjwa ngumgabe. Njalo akusiqiniso ukuthi kabez' ukuthunjwa futhi nguye mabengakwenza lokho. 2)Njengoba ethumba esesenje kakwaziwa ukuthi uzoma nini njalo sekutheni.I MPC layo kayikwazi lokho.
3)Akaqali ukuthumba, bangaki abakithi abakaZapu kanye nje labazalwani bethu bakaMthwakazi okungaziwayo namhlanje ukuthi amathambo abo alele kuphi ngalokho kuthunjwa? Umkhosi wabathunjwa lamhlanje( and lihlanzana nje masiqhathanisa labakithi), waziwa yizizwe zonke ngezizatho ezisobala. Kodwa eyethu imikhosi ayizange iziwe ngumuntu khona sasibanengi; wayenconywa umgabe yizizwe zonke kanye langalabo abathunjwayo namhlanje.Kasingakhohlwa ukuthi ngabantwana bomuntu laba, le yimpi yomndeni.
4)Othe umgabe engaphuma embusweni ukuthunjwa kuzaphela ngubani.
5)Othe utswangie ma ethole amandla kezikuthumba ngubani.
6)Othe amasondo ezimota azoma ukuqhuma kuloya mhlaba ngubani.Kawaqali ,engxenye azoqhubeka eqhuma, labakithi baqhunyelwa bo!
Ngithanda ukugcizelela ukuthi i MPC ingavumeli i vocabulary yabo never , o it will be impossible, there is noway, there is no chance on earth lamanye amagama anjalo. Logically kungamanga aluhlaza konke lokho ukuthi ukhona owazi with certainty ukuthi ikusasa isiphatheleni. Circumstances change and some are actually changed by izibindi zethu.I vocabulary enje yahlatshelwa ngabe Rhodesia, amabhunu eSA, abeMelika kodwa lamhla izinto ziguqukile, kukhala isicathulo so nsundu.Singalalela kakhulu amadetractors ,kasiyindawo and they would have successfully achieved their objectives.
Ngithanda ukuphinda ngicele futhi kuMPC leadership ukuthi please, please enfrachise this MPC to all the Mthwakazi people and particularly abaseKhaya on the ground.Abantu bazo kwazi ukuthi benzani ngayo instead of us being martenal about their needs. Ma lingakwenza lokho you may be surprised ukuthi bukhona ubukhokheli obumangalisayo obungasivelela on the ground to synergically expedite achieving lawo magoals ethu.I MPC yimovement, and lets take a leaf from uKhongolosi(ANC); impi yaseMzansi yaliwa kakhulu ngabantu ababephakathi kwelizwe. That does not mean ukuthi inkokheli ezazingaphandle zazingayilwi njalo ubukhokheli bazo abuzange buqakatheke kuleyompi yenkululeko. Ubukhokheli kumbe ubuqhawe abu phakelwa. Ukhona omunye umbhali lapha eNkundleni owake wabuza umbuzo omuhle esithi 'Ngubani ozolala eNtumbane'. Mina ngithi bakhona eKhaya. Ngubani othe lawo mafears aweMPC abalawo ukuze baphuze ukungena esitikini sepolitiki ;abantu on the ground and potential leadership eKhaya are having those fears in the extent that the MPC is having. Guys its okay to calculate potential risks but let us avoid being bogged down by the process of planning.
Taking another leaf from the book of amaTshatha( another name for ANC derived from their 1955 Freedom Charter), labo omayisungula abazange bayigodle, abanye they never saw it through ukuze bathathe inxaxheba ekubuseni sebekhululekile. Remember the likes of Albert Luthuli, Harry Gwala, Winnie Mandela, Walter Sisulu, Oliver Tambo and many more.Kodwa their efforts did not go to waste. I MPC leadership layo kakucace ukuthi lumzabalazo may be so protracted that many of them may not witness the fruition of their efforts in their lifetime. Izizukulwani yizo ezingaasala sezibusa.On the other hand , it is not possible ukuthi singafeza izidingo zethu masingaqinisa inyathelo. Lokho asikho kutatazela. So there should no other time, the time is now madoda lamakhosikazi kaMthwakazi!.
Siyacela.
_________________________
There is no Darkness but Ignorance! Siku Information Age Mthwakazi.
|
|
Top
|
|
|
|
#41358 - 12/22/08 09:58 AM
Re: THE MPC DISCOURSE
[Re: Sibambamahawu]
|
Ndunankulu
Registered: 02/06/04
Posts: 653
Loc: Mtubatuba
|
l find this obsession of urging abantu to join MPC rather annoying. Join MPC, Join MPC & criticise from within! lf MPC were a company, it'd be a dormant/shelf Pty Ltd. Simply put, ayiphili lento. Ifile. Iphila emiqondweni yaba lisa laba abathathu, abahlongozi bayo. It's a clandestine organisation whose real agenda will remain unknown kubantu. To expect a sound man to join it is rather like asking me namhlanje laph' eMzansi to join COPE (this imbecile Shikota group). Kwayona iShikota ize ibe ngcono coz they have a semblance of respect for idlanzana laba landeli bayo : consulting them ngegama ne emblem plus calling a pseudo national convention. Pho iMPC yansondo, ivele ithi qham' thushu ehlathini with an imposed name, imposed emblem, imposed & anonymous leadership, imposed policies, imposed blue print of what all Mthwakazi wants & how to get it. Kunjalo nje, ukuvela kwakhona kufihlakele - kuzwakala izwi ehlathini - umnikazi walo akaveli obala. Madoda, musani ukusenza izilima. Asizalwanga izolo - izinto eziqhamuka ngale ndlela zigcwele umkhoshokhosho phakathi. Zino kweyisa okukhulu, zithelela ulaka - zingani bizela unomnganga!
_________________________
uShamase wangempela!
Umqwashisi - impohlo engenankinga!
Igcokama likaNdonga.
Isishwapha sikaSomkhele.
Yangcol' into ngayintshinga - bayicosha abafokazana!
Futheka mnyekefuli.
Ngiwuphula ngamabomu umoya wakho - yilento ekubulalayo!
|
|
Top
|
|
|
|
#41360 - 12/22/08 11:53 AM
Re: THE MPC DISCOURSE
[Re: Muntongenakudla]
|
Ndunankulu
 
Registered: 05/04/04
Posts: 805
Loc: KwaGodlwayo
|
Mfoka Ntshamathe (Shamase) Kunjani nsizwa yamadoda, ayisazani. Ngiyakuzwa baba uyabeka, uthi wena abantu akumelanga bancengwe njalo bacelwe ukuthi bajoyine iMPC, angazi impela ukuthi uqondephi njalo uhloseni, mina ngithi akuqhushekwe nokucela abantu ukuthi bajoyine, ukuze bayakhe njalo bayikhulise indlondlobale njengokwemfanelo. Bhekisisa ukuthi angizange ngithi abantu akufanelanga bagxeke iMPC ngoba bengewona amalungu ayo, cha, mfowethu, ungalokothe udukise abantu. Uma iMPC ingamukeli iziqondiso, ukugxekwa nokuboniswa lokhu kuchaza ukuthi yinhlanganiso yomuntu (personal and private property), kodwa kuhle ngoba iMPC iyemukela zonke izimvo zabantu, njalo iqondise amagwegwe. Nonetheless kunjani nsizwa yakithi, ayixabene neze.
_________________________
THE RACE IS NOT FOR THE SWIFT NOR THE BATTLE FOR THE STRONG, BUT FOR THOSE WHO ENDURETH.
|
|
Top
|
|
|
|
#41361 - 12/22/08 01:03 PM
Re: THE MPC DISCOURSE
[Re: Sibambamahawu]
|
Ndunankulu
Registered: 02/06/04
Posts: 653
Loc: Mtubatuba
|
Sibambimidlelo, impendulo yakho iphumele eceleni njengo josaka. Ismoko sakho is that awufundi imibhalo yami. Ngama fuphi, ngithe mina, no sound person will join a suspicious, top-down & dormant secret organisation like MPC. Just as much as intokazi yangempela ingeke ize iqome isesheli eseshela ngo cingo. Leso sinaphungana se sesheli hoping to impress her nge sithombe saso esino buso obufihlwe nge mask! Absolutely ridiculous.
_________________________
uShamase wangempela!
Umqwashisi - impohlo engenankinga!
Igcokama likaNdonga.
Isishwapha sikaSomkhele.
Yangcol' into ngayintshinga - bayicosha abafokazana!
Futheka mnyekefuli.
Ngiwuphula ngamabomu umoya wakho - yilento ekubulalayo!
|
|
Top
|
|
|
|
#41366 - 12/22/08 11:43 PM
Re: THE MPC DISCOURSE
[Re: Muntongenakudla]
|
Sikhulu
Registered: 03/16/08
Posts: 299
Loc: uk
|
muntongena kudla thula wena. wazini ngokushela wena. wayizwa kuphi ukuthi umuntu ushela efake imaski? kushelwa ngocingo? wena ,wena. futhi uphikisa into esobala nje. nina yini ngecommunism yena enisanganisa amakhanda. sesize sicabanga ukuthi lecomminism ibrain washa abantu. bheka nje uphikisani nxa kuthiwa if ufuna ukugxeka iMPC yijoyine.injongo zalenhlangano zinhle. nalapho uyaphikisa. wena ufana nalama so called leaders aseAfrika awabrainwashwa ngamakhomanisi in the name of training. abantu bakhona babonakala ngokungabi in touch with reality. nibanengi nina enatrainwa ngamakhomanisi.thabo mugabe. kaunda, banda, nujoma.dosantos. kadafi.ukhona umuntu opheleleyo ongathi ther is no crisis in zimbambe? brain washed communist trash. 30 years in power all you can show is graves but you still think abantu bayakuthanda. brainwashed communist trash.iAfrica injenje because all its leaders were trained by communist who actually did not train them but brainwashed them with the hope of controlling them when they are in power so as to rob our continent of its resourses. ngabantu abafana nawe munton. eshi kwagama lakho linesidina. salakabi.
|
|
Top
|
|
|
|
#41372 - 12/23/08 12:19 PM
Re: THE MPC DISCOURSE
[Re: duze]
|
Ngqwele
Registered: 06/14/08
Posts: 173
Loc: durban, south africa.
|
there is no better comparison than ukuthi i MPC is like ijaha elishela nge email eliyi accesser kwi internet cafe elihamba khona ligqoke iMASK !!
_________________________
those who don't use their freedom to fight for their freedom will lose their freedom!!
|
|
Top
|
|
|
|
#41386 - 12/23/08 06:08 PM
Re: THE MPC DISCOURSE
[Re: mpumelelo101]
|
Sikhulu
Registered: 03/16/08
Posts: 299
Loc: uk
|
Mpumelelo kunjani. kanti niyashelwa ningamadoda? leMPC nifuna eneshele ningamadoda. no wonder why iyonishela ifake imask. asazi phela indonda ishelwa kanjani.
|
|
Top
|
|
|
|
#41416 - 12/24/08 01:23 PM
Re: THE MPC DISCOURSE
[Re: mpumelelo101]
|
Sakhamuzi
Registered: 04/14/08
Posts: 64
Loc: Old location
|
Where or how can i join MPC lami ngiphathe icard lebandla likamthwakazi
|
|
Top
|
|
|
|
#41418 - 12/24/08 01:33 PM
Re: THE MPC DISCOURSE
[Re: duze]
|
Mafikizolo
Registered: 05/21/02
Posts: 47
Loc: Kontuthu
|
Mpumelelo kunjani. kanti niyashelwa ningamadoda? leMPC nifuna eneshele ningamadoda. no wonder why iyonishela ifake imask. asazi phela indonda ishelwa kanjani. Oro kanjani la? Eishh bo sero, ngcono lizwakale kusasa eDartford lizo phetha amafenda mani.
_________________________
Loxion Jive. Khwela!!
|
|
Top
|
|
|
|
#41461 - 12/27/08 10:14 PM
Re: THE MPC DISCOURSE
[Re: makhokhoba]
|
Ngqwele
Registered: 10/07/08
Posts: 127
Loc: LONDON
|
Ungaphinde utsho muntuwakithi. Lathi siyalifuna lelo khadi.
_________________________
There is no Darkness but Ignorance! Siku Information Age Mthwakazi.
|
|
Top
|
|
|
|
|
|
Shaya FM is currently OFF AIR. Sorry to disrupt your listening. Your favourite radio station will be back on air ASAP!
|
|
|
|
|
1
|
2
|
3
|
4
|
5
|
|
6
|
7
|
8
|
9
|
10
|
11
|
12
|
|
13
|
14
|
15
|
16
|
17
|
18
|
19
|
|
20
|
21
|
22
|
23
|
24
|
25
|
26
|
|
27
|
28
|
29
|
30
|
31
|
|
|
|
|