|
0 registered (),
3
Guests and
1
Spider online. |
|
Key:
Admin,
Global Mod,
Mod
|
|
|
#41493 - 01/01/09 03:39 PM
Not In This Life.
|
Nduna

Registered: 02/13/08
Posts: 373
Loc: UG
|
Ngiyabingelela.Ngaliqhuba njani ngekhefu elihle kangaka. Ngikhumbula labangezwa kahle emzimbeni besezindlini kanye lezibhedlela.Olamandla ngaphezu kwakho konke alisilise. Ngiza ngodaba olufitshazana kodwa oluqakatheke kakhulukazi empilweni yami. Luseduze njalo kwenhliziyo yami, lungiphatha mihla ngemihla emcabangweni loludaba
Loludaba ngolweZapu, Puma, Mpc etc etc.
Ngicela sibhekisise ukuthi phakathi kwazo zonke lezinhlanganiso kayikho ngitsho leyodwa eperfect. Kunjalo kayikho ngitsho leyodwa engaba perfect noma kanjani kwamanje langazo zonke insuku ezizayo.
Ngokunjalo iperfection ayiqakathekanga. Okuqakathekileyo yikuthi sakhe noma yiphi loba zonke zifinyelele kusibanga sokuthi inye noma zonke zingenelisa ukufeza inkululeko kwaMthwakazi.
Ingqobe bafowethu nansi la: It is up to us to rally behind these leaders, first to build each of these parties and secondly, to support each or any particular one in the struggle.
The main part of building involves designating officials to positions in the party.
Supporting then involves all those who call themselves supporters, supporting a real organisation, that actual exists with filled in positions.
Without officials, these organisations exist only in name. Though there may be supporters it means they would just be supporting a vacuum. Even if they be card carrying members, they would just be supporting a vacuum.
The leader himself can not venture much without these close allies called officils. The leader and the allies build the party, in consultation with uquqaba.
LET US NOT WAIT FOR A PERFECT POLITICAL ORGANISATION , WE MAY NOT FIND EVEN ONE, NOT IN THIS LIFE. let us just build them to our satisfaction, otherwise we will be scrutinising "skeletons" thinking we are scrutinising the "bodies"
_________________________
HLABA-1-AT A TIME
|
|
Top
|
|
|
|
#41500 - 01/01/09 08:55 PM
Re: Not In This Life.
[Re: MTHWENTWEHLABA1]
|
Nduna
Registered: 12/30/07
Posts: 323
Loc: Canada
|
yeyeni bakithi akelingizwise ukuthi lomlisa uthini, lapha into azama ukusitshela yona yikuthi iMPC is non-existent, iyiPaper organisation. Sikuzwe kuye kanye umnikazi weMPC. Lalela lapha mlisandini, asindingi iperfect organisation loba iperfect leader. sonke siyazi ukuthi kufana leso lentwala lokho kodwa thina esikudingayo ngabakhokheli abalesibindi. abantu bakithi badinga ukukhokhelwa ngokumgceke not this "Mzekezeke" style esisibona kuorganisation yakho.
_________________________
Ngingumthakathi wezigodo, umkhunkuli, angibhenyelwa nsangu mina, lizowukhomba olotshwala.
|
|
Top
|
|
|
|
#41503 - 01/01/09 10:38 PM
Re: Not In This Life.
[Re: Mthakathi27]
|
Nduna

Registered: 02/13/08
Posts: 373
Loc: UG
|
yeyeni bakithi akelingizwise ukuthi lomlisa uthini, lapha into azama ukusitshela yona yikuthi iMPC is non-existent, iyiPaper organisation. Sikuzwe kuye kanye umnikazi weMPC. Lalela lapha mlisandini, asindingi iperfect organisation loba iperfect leader. sonke siyazi ukuthi kufana leso lentwala lokho kodwa thina esikudingayo ngabakhokheli abalesibindi. abantu bakithi badinga ukukhokhelwa ngokumgceke not this "Mzekezeke" style esisibona kuorganisation yakho. Mtha Bona manje mfo ukuthi ngubani obalekela amapertinent issues. Kukahle if you understand that MPC exists only on paper. Issue is, mina ngithi kayakhiwa irregardless. Ngiyazi kakho odinga iperfect leader or perfect party ngoba liso lentwala lokho,BUT NGITHI LET US RAISE FROM AMONG OURSELVES OFFICIALS, AND AFTER THAT SUPPORTERS. Wena uthini? Ileader kayizi kuleader ivacuum noma kungelesibindi esingakanani. How simple can it get mfo?
Edited by MTHWENTWEHLABA1 (01/01/09 10:40 PM)
_________________________
HLABA-1-AT A TIME
|
|
Top
|
|
|
|
#41539 - 01/03/09 10:12 PM
Re: Not In This Life.
[Re: MTHWENTWEHLABA1]
|
Nduna
Registered: 12/30/07
Posts: 323
Loc: Canada
|
Ngiyazi kakho odinga iperfect leader or perfect party ngoba liso lentwala lokho,BUT NGITHI LET US RAISE FROM AMONG OURSELVES OFFICIALS, AND AFTER THAT SUPPORTERS. Wena uthini? Ileader kayizi kuleader ivacuum noma kungelesibindi esingakanani. How simple can it get mfo? If you want a civilised debate i am here for you, we can have a polite and civilised discourse. Njengoba ungangithukanga, ngizozama ukuxoxisana lawe ngenhlonipho.Okokuqala angiyazi injabulo okhuluma ngayo, mina ngizwe ngawe ukuthi iMPC ayilutho kodwa a paper organisation. Okwesibili, indlela elizama ukucomplicatha ngakhona izinto kusuke kube sobala ukuthi kulento eliyivalayo. Ungabona amadoda esehlala phansi ebumba iqembu lepolitiki kutsho ukuthi sebekhangele njalo bacubungulisisa, babona okungenza ukuthi inhlanganiso iye phambili. Ngiyayiqala indlela eliqhuba ngayo kwelenu iqembu, kusobala ukuthi alazi lapho eliyakhona njalo lalapho elivela khona. Abakhokheli baningi kakhulu koMthwakazi, ungangitsheli ukuthi abekho abangabamba izikhundla kuMPC. Baningi abantu abafuna ukungena kuMPC kodwa livalela abantu ngaphandle ngokwenza kwenu okungaqondanga. Ngiyakuthembisa uma lingavula umnyango, likhiphe iparty ezambeni lemasuitkhesini wenu, mina ngingeza labo abantu abanengi abanye bakhona bangaba ngabakhokheli. Vulani indlebe, vula iminyango singene, akekho umuntu ofuna ukudiliza, ukufiphala komnqondo nje kuphela uku akccuza abantu ngokufuna ukudiliza. Mina nginguMthwakazi, angixolisi njalo angidingi mvumo yomuntu, nginguMthwakazi ngokuzalwa, njalo ngizakufa nginguMthwakazi. iMPC loMthwakazi are two different things, Mthwakazi will always be there but iMPC will come to pass. A leader without any following is not a leader at all, and a leader without strategies of mobilising supporters and fill the vacuum is not a leader at all. Mina ngokubona kwami ivacuum ekhona yenziwa ngabomo yileadership yeMPC. Mnumzane let me assure of one thing i know, iMPC isengozini yokunyamalala lokushabalala ikakhulu ngokuvuselelwakweZAPU. Lingayithatha kancane lendaba but eqinisweni yikuthi lizazithola selingene iganga iZAPU yathatha iconstituency yenu.
_________________________
Ngingumthakathi wezigodo, umkhunkuli, angibhenyelwa nsangu mina, lizowukhomba olotshwala.
|
|
Top
|
|
|
|
|
|
Shaya FM is currently OFF AIR. Sorry to disrupt your listening. Your favourite radio station will be back on air ASAP!
|
|
|
|
|
1
|
2
|
3
|
4
|
5
|
|
6
|
7
|
8
|
9
|
10
|
11
|
12
|
|
13
|
14
|
15
|
16
|
17
|
18
|
19
|
|
20
|
21
|
22
|
23
|
24
|
25
|
26
|
|
27
|
28
|
29
|
30
|
31
|
|
|
|
|