|
0 registered (),
3
Guests and
1
Spider online. |
|
Key:
Admin,
Global Mod,
Mod
|
|
|
#41512 - 01/02/09 08:31 PM
We editor ngiya bonga ngosezi owezayo.
[Re: science]
|
Mafikizolo
Registered: 12/16/08
Posts: 28
Loc: esigodlweni
|
Umthwakazi kazulu zihlobo zami ezithande kayo, bafethu bodade umsebezi ma uqubekele phambili, Inkundla izo vuselela amakhono ethu sonke, sinabo [ijiniya bencingo] [sinabodokotela][ sinabe fundo yezom notho]Ueditor neqembu lakhe benga funisisa kabazi ukhuthi umphakathi uphetheni engahlanganiswa iqinise i[website data]Lapha sisuka sesi qoqene si hlangene njengo mthwakazi wamaphela.Imi memezelo yefa, imi memezelo ephuthumayo, imi shando, ezoku hamba ezizweni[visa].Si hlanganisa abafethu e Goli abase magumemi[Kamgodoyi]imi memezelo ibalule kile.Njalo abantu abanyama ikinga yabo bathanda izinto ezithuthukile mahala, phela kuya funeka sikhokhe kancane ukuze sithuthukise impilo ye [website]i contribution inga siza kakhulu ukwakha kabazi Inkundlamore[progams][ more activities] cash is paramount without cash to facilitate certain activities we are limited.Black communities are cash restricted in most cases.Inhloso ikhona, uthando sinalo iqinga isimo somnotho siyabhenda.
|
|
Top
|
|
|
|
#41521 - 01/02/09 09:41 PM
Re: We editor ngiya bonga ngosezi owezayo.
[Re: abedabuko]
|
Mafikizolo
Registered: 09/27/07
Posts: 32
Loc: Land of milk and honey!
|
Umthwakazi kazulu zihlobo zami ezithande kayo, bafethu bodade umsebezi ma uqubekele phambili, Inkundla izo vuselela amakhono ethu sonke, sinabo [ijiniya bencingo] [sinabodokotela][ sinabe fundo yezom notho]Ueditor neqembu lakhe benga funisisa kabazi ukhuthi umphakathi uphetheni engahlanganiswa iqinise i[website data]Lapha sisuka sesi qoqene si hlangene njengo mthwakazi wamaphela.Imi memezelo yefa, imi memezelo ephuthumayo, imi shando, ezoku hamba ezizweni[visa].Si hlanganisa abafethu e Goli abase magumemi[Kamgodoyi]imi memezelo ibalule kile.Njalo abantu abanyama ikinga yabo bathanda izinto ezithuthukile mahala, phela kuya funeka sikhokhe kancane ukuze sithuthukise impilo ye [website]i contribution inga siza kakhulu ukwakha kabazi Inkundlamore[progams][ more activities] cash is paramount without cash to facilitate certain activities we are limited.Black communities are cash restricted in most cases.Inhloso ikhona, uthando sinalo iqinga isimo somnotho siyabhenda. LONA NGUMBONO OMUHLE NGEMPELA, NOMA NJE uMAGEDLENI EWUCIKELA PHANSI NJE! NGE NXA YE NEGATIVITY YAKHE!
Edited by dumas64 (01/02/09 09:41 PM)
|
|
Top
|
|
|
|
#41524 - 01/02/09 10:21 PM
Re: We editor ngiya bonga ngosezi owezayo.
[Re: abedabuko]
|
Ngqwele
Registered: 07/30/08
Posts: 156
Loc: south africa
|
nans`inja idlumuntu sibhekile madoda.
_________________________
KEZI MAPHISA MAPHANENI KULA OZONGITHOLA KHONA.
|
|
Top
|
|
|
|
#41527 - 01/02/09 10:50 PM
Re: how can we help MR EDITOR make this site prosper?
[Re: science]
|
Ngqwele
Registered: 07/30/08
Posts: 156
Loc: south africa
|
yini leyo ofuna ukuyi advetiza? lani uthi liya hlupha yini.
_________________________
KEZI MAPHISA MAPHANENI KULA OZONGITHOLA KHONA.
|
|
Top
|
|
|
|
#41530 - 01/03/09 01:38 PM
Re: how can we help MR EDITOR make this site prosper?
[Re: mg_d]
|
Sakhamuzi
Registered: 12/27/08
Posts: 53
Loc: kwamthwakazi
|
hey people lets be frank, rite? All sites do genarate income through ads and above all Inkundla pays to be on air.(web) Ofcourse charity plays a fantastic role , however, for me to see a deep MTHWA site prosper is a climax, lets not be short sited nor ill advised. The editor knows xatly what i mean , i aint hear to lecture nor tell them what to do and not to do, i just WISH to see the site valued above US$5000.00. Dont get me wrong people all none charity sites get money through ads etc. for me to suggest this does not mean im looking down upon mr editor, hell no!! its the love and honor and pride to make my voice ekhaya and having the will to contribute. Its the same as having a TV channel if you dont get ads you lose!!! so if a sister of or such site can be made jubilant for fun and for flocks to sigh is tremedeous. i do love you mthwakazi its been yrs i spoke my beloved tongue and its hard for me to read it too yet i feel a great sense of belonging , such feelings can never be taken away from me ... i cant be robbed of such joy!!!!!!hell no!!
Edited by science (01/03/09 01:40 PM)
|
|
Top
|
|
|
|
#41533 - 01/03/09 04:57 PM
Re:Read between the lines.
[Re: ]
|
Mafikizolo
Registered: 09/27/07
Posts: 32
Loc: Land of milk and honey!
|
Suka mani Duma
Ma kushishina umuntu weSintwini njengawe osilayitshela impahla usiza imindeni yethu kanye lowakho kulungile, ayikho inkinga lapho. Kukhula u Mthwakazi. Vele sihluphekile sonke ngoncindezelo kufanele sisizane, kungekunjalo nga usekhaya udla amaUS$ njengabo bona asebabulala ilizwe ngobusela.Siyake siwabone vele ama adverts lapha eNkundleni Duma, leyakho imbala. Into enginyanyisayo zimpethu lezi ezingena ngokunyonyoba sengathi ngamagudwane e Mondoro. KukwaMthwakazi lapha we cant swap ubuMthwakazi bethu ngokuphethwe ngabo abedabuko. I Sintu sithi isihlahla esingaziwayo asithezwa ngoba uzoletha umkhokha laphe khaya. Yisihlahla bani lo abedabukondini. Vele ufuna ukusilinka labobani sizihlalele nje la koMthwakazi. Yinzawu le! qaphela.
Kambe leyo nto licabanga ukuthi ayikaze ifike emqondweni yomphathi wethu la esigungwini. Engabeka isinqumo uzokukwenza lokho. Njengawe Duma you have a levarage uyakwazi lokho. Hatshi lezinzawu. Empeleni nami angiyazi ukuthi Inkundla yaqalaphi, nokuthi uyophelelaphi kodwa lokho akutsho ukuthi angisafanele ngibelombono ngayo umakuvumelekile, esizama ukutsho fethu yikuthi thina abantwana baka mthwakazi singasiza nathi ukuthi sifake izandla ngedlela yoku khangisa lana ngokufaka amakhasi (adverts) njengoba ngeza ngaphambilini(futhi mahala),kodwa kungaba kuhle ukuthi nayo isite ithi ukuthola kacanyana, ngedlela yokuthi isiphe okuyizikhandlana lapho esingafaka ikangiso zethu ngemadlana ethile, kodwa njalo uma ingabe ifunding yayo ayivumi ukuthi isibhadalise nakho kulungile kayisiphe ke indawana esingakhangisa kuyo lana kuyo Inkundla.
|
|
Top
|
|
|
|
#41568 - 01/05/09 05:17 PM
Re:Read between the lines.
[Re: science]
|
Nduna
Registered: 12/30/07
Posts: 323
Loc: Canada
|
To cut a long story short, iste leyi accepts ama-advertisements, njalo lawo maadverts ayabhadalelwa.
_________________________
Ngingumthakathi wezigodo, umkhunkuli, angibhenyelwa nsangu mina, lizowukhomba olotshwala.
|
|
Top
|
|
|
|
#41577 - 01/05/09 11:37 PM
Re:Read between the lines.
[Re: ]
|
Ngqwele
Registered: 07/30/08
Posts: 156
Loc: south africa
|
madoda lokhu okuyizinto akufuni ukuhlukana lathi kanti kahle kusizwani, ake sikuyekeleni ngoba sizaqeda umnyaka lo silokhu sithethisana lakho, mina ngibona ingathi kuthunyelwe lakusite yethu ukuzibhidliza kodwa ngeke kulunge lakho akudeli. MASWINA HLUKANANI LATHI WE DON`T NEED YOU IN THIS SITE HAMBANI LIYODLA AMANGUNDWANE ENU LE ESITSHONENI PLEASE.
_________________________
KEZI MAPHISA MAPHANENI KULA OZONGITHOLA KHONA.
|
|
Top
|
|
|
|
#41580 - 01/06/09 12:53 AM
Re: how can we help MR EDITOR make this site prosper?
[Re: science]
|
Ngqwele
Registered: 07/30/08
Posts: 156
Loc: south africa
|
sekufuna ukuadvertiza amagundwane lecholera lapha esitini vimba kuxakekile Magedleni okuyimgodoyi lokhu.
_________________________
KEZI MAPHISA MAPHANENI KULA OZONGITHOLA KHONA.
|
|
Top
|
|
|
|
#41585 - 01/06/09 10:24 AM
Re: how can we help MR EDITOR make this site prosper?
[Re: mg_d]
|
Mafikizolo
Registered: 12/02/08
Posts: 23
Loc: south africa
|
Heyi madoda yini engiyizwa lapha kanti yena vele mcwepeshe wescience wazini kahle kahle ngebizo leli elithi Inkundla . Badala ngizakhuluma ngicine ngichaphele enzondweni kodwa mina lami ngolwazi lami enkundleni kuyakhwa ubomi lezimilo zabantu kuphindwe futhi kuboniswane khona futhi ngesintu langolwimi lwakithi . Lomuntu we science uzibiza inzalo yesintwini, KwaMthwakazi kodwa akabeki nje lebala elinye qha lesintu!! Usuka ubone nje ukuthi kukhona okushaya amanzi ,lomuntu uyeyisa phela udelela isizwe , Akasuswe enkundleni uma ebuya ngobucwepheshana bamanga. Kananzelelwe !!!!!!!!
Edited by sidindangandlela (01/06/09 10:27 AM)
|
|
Top
|
|
|
|
#41606 - 01/07/09 12:47 AM
Re: how can we help MR EDITOR make this site prosper?
[Re: science]
|
Ngqwele
Registered: 07/30/08
Posts: 156
Loc: south africa
|
asisakwazi ukuxoxa njegamadoda lapha enkundleni ngenxa yakho nja ucabanga ukuthi uyini wena kuMthwakazi uhlangene umnyango ongene ngawo uyawazi cholera awudingi kuphelekezelwa.
_________________________
KEZI MAPHISA MAPHANENI KULA OZONGITHOLA KHONA.
|
|
Top
|
|
|
|
|
|
Shaya FM is currently OFF AIR. Sorry to disrupt your listening. Your favourite radio station will be back on air ASAP!
|
|
|
|
|
1
|
2
|
3
|
4
|
5
|
|
6
|
7
|
8
|
9
|
10
|
11
|
12
|
|
13
|
14
|
15
|
16
|
17
|
18
|
19
|
|
20
|
21
|
22
|
23
|
24
|
25
|
26
|
|
27
|
28
|
29
|
30
|
31
|
|
|
|
|