THIS FORUM HAS NOW MOVED TO WWW.INKUNDLA.COM/FORUM.
Links

Inkundla Recent Posts
Who's Online
0 registered (), 10 Guests and 1 Spider online.
Key: Admin, Global Mod, Mod
Newest Members
Ngwako, flamz, kyotik, nyawana, Manqotshana
2964 Registered Users
Topic Options
Rate This Topic
#41703 - 01/13/09 11:19 PM AKESIZITHAKAZELELE ENKUNDLENI ****
mg_d Offline
Ngqwele

Registered: 07/30/08
Posts: 156
Loc: south africa
mina ngingu mfoka Ncube uSkheth`abahle umzilankatha umfoka ziho ngokuzalwa ngiphuma emajaundenu eMlambapheli,kodwa ngoku khula ng`khulele kwelase maphaneni.
Akelizitsho madoda lingesabi kukwethu la nazo!


Edited by mg_d (01/13/09 11:20 PM)
_________________________
KEZI MAPHISA MAPHANENI KULA OZONGITHOLA KHONA.

Top
#41705 - 01/14/09 07:13 AM Re: AKESIZITHAKAZELELE ENKUNDLENI [Re: mg_d]
manauqonde Offline
Mafikizolo

Registered: 12/09/08
Posts: 4
Loc: Kwelengabadi
Ngiyezwa mfowethu, nami nginguyena kanye uSkheth'abahle. Ngiphuma laphana eSixhobeni bude buduze leMaphisa. Ngijabule kabi ukuthi uzibike mntwana wasekhaya, mhlawumbe singathi ukuncokola kancane ngasese.

Top
#41709 - 01/14/09 06:26 PM Re: AKESIZITHAKAZELELE ENKUNDLENI [Re: manauqonde]
mg_d Offline
Ngqwele

Registered: 07/30/08
Posts: 156
Loc: south africa
ungumfowethu impela wena nxa ukhuluma ngesixhobeni abantu abakoskhetha abalapha ngiyabazi and ngiyaziwa ke lapho ndoda until uze uyefika emabonyani bhudi sizokhuluma mntakababa.
abanye bayakhele kosutha if ukwazi abanye base Mahetshe ungayethuki mfowethu.
_________________________
KEZI MAPHISA MAPHANENI KULA OZONGITHOLA KHONA.

Top
#41711 - 01/14/09 09:28 PM Re: AKESIZITHAKAZELELE ENKUNDLENI [Re: mg_d]
Mkhanyisi Offline
Mafikizolo

Registered: 01/14/09
Posts: 4
Loc: Essex, England, United Kingdom
Mina ke ngingu Ncube-Zikhali zo'mkhonto, mzila ka wulandelwa, ungawu landela u zozibambelela, Malinga, Mgidi, Gabadela, e Xaba, abazalwa ngu Hloka, bephuma emzini kama Nxiweni, e Nkayi
_________________________
Mzila kawulandelwa

Top
#41713 - 01/15/09 10:11 AM Re: AKESIZITHAKAZELELE ENKUNDLENI [Re: Mkhanyisi]
789 Offline
Mafikizolo

Registered: 12/03/08
Posts: 2
Loc: K.Z.N. South Africa
Mina nginguMvelase,uNgoza,uJamakaMnisi ongawadli amathibane othi angadla amathibane indlala iwile. plz hlp uSithole uhlobene ngempela nami?

Top


Moderator:  Jakalas 
ShayaFM
Shaya FM is currently OFF AIR. Sorry to disrupt your listening. Your favourite radio station will be back on air ASAP!
New Topics
February
Su M Tu W Th F Sa
1 2 3 4
5 6 7 8 9 10 11
12 13 14 15 16 17 18
19 20 21 22 23 24 25
26 27 28 29
Top Posters
Mabila 2123
Zwangendaba 1391
Dokotela 1298
Lobengula 1077
BhudiMathawuzeni 810