|
0 registered (),
2
Guests and
2
Spiders online. |
|
Key:
Admin,
Global Mod,
Mod
|
|
|
#16695 - 08/03/06 02:40 PM
Re: Isichazamagama
|
Ngqwele
Registered: 10/14/03
Posts: 126
Loc: Emlageni, eShamba
|
Quote:
Ngicela zihlobo lingincede ngokuchaza ukuthi lawa magama atshoni.
ukusoconga isicebi umgunyathi umthobanhliziyo isixazululo bekusindwe ngobethole emcimbini ungqongqoshe ofezela izinsalela isithaku isibothwanyana isicefu
Awuthi ngiwathathe Doc, angazi noma ngizosiza. Ukusoconga--- ngiye nglizwe kodwa angazi lisetshenziswa ma kutheni.kumbe lichaza ukuqilibezela angazisisi engcazelo eqondileyo. Isicebi- lisuselwe egameni elithi 'ukuceba' okusho ukuba nenotho okuligama elijwayelekile kwelakithi. Nxa sekukhulunywa ngomuntu olenotho yikho ke la okungena khona leli gama elithi 'isicebi' Umgunyathi-- angazi ukuthi kuligama eliyiSiZulu seqiniso kumbe lebolekwa, nxa kukhulunywa ngongunyathi basuke bekhuluma nge 'forgery' kumbe into ethi ayifane nokuthola ulutho ngendlela azingacacanga ezithatha ukuthi uze ukhiphe 'itshotsho', 'ukugwazela','ibribe'. Umthobanhliziyo- ingathi liyazichaza ngoba lisuselwe esenzweni 'ukuthoba' kwajotshelelwa isitho somzimba 'inhliziyo'.Kodwa esintwini nxa sikhuluma nge 'nhliziyo' sisuke singakhulumi ngesitho esimpompa igazi kuphela, igama elithi inhliziyo liye lichaze i'mizwa', 'emotional feelings'.Ngiyele egameni lethu leliyana elithi umthobanhliziyo, yinto epholisa wona kanye amanxeba enhliziyo ethe yathunukala. Isixazululo- ukuxazulula ukuthola icebo loku qanda inkinga ethile, angithi nje ngesiNgisi 'finding solution'. abanye bathi yisisombululo engicabanga ukuthi ngolwakithi olujwayelekile ungathi nje 'tshombulula' uyabe uyela ngakhona. Bekusindwe ngobethole- lesi yisisho esichaza ubuhle bomdlalo/umgido/ umcimbi/ umshado/ i-party. Isisho sakhona ngicabanga ukuthi sisuke siletha umcabango engqondweni wobulongwe bethole, angikholwa ukuthi esimweni esijwayelekile kuye kusindwe ndobulongwe bamathole.umcabango ongifikelayo ngowesimo esihluke kakhulu kwesijwayelekile! Umcimbi- ukuthi lisuselwaphi hhayi angazi kodwa kusuke kukhulunywa ngomdlalo la kudliwa khona kuphuzwa nje kungaba umshado, bhavudeyi nomayini nje eqoqa abantu kubemnanandi kubebe njeyaya! Ungqongqoshe- angazi ukuthi yigama elidala kumbe ngelinye lamagama akhiwe ezinsukwini zamanje, njenge gama elithi 'ingculazi', kodwa ichaza umuntu owengamele umnyango othile kwezombusazwe 'u-minister'. Ofezela- zinkume ngolwakithi olujwayelekile. Izinsalela- kuyazichaza nje mangithi ukubheka ngoba kukhulunywa ngokusuke kushiyekile ngemva kwesehlakalo esithile, i.e ama 'left over' Isithako- ngesiNgisi yi ingredient.nxa uthaka usuke uxubanisa lokho okuxutshaniswayo zithako. Isibothwanyana- isibotho ngunjinga sithebeni, umuntu ohamba ecosha emabhimu, kuze aphile.Nxa sekuthiwa sibothonyana, kusho ukuthi umuntu ongakabi yisibotho ngokupheleleyo kodwa oyela ngakhona. Isicefu- ukuba umuntu ohluphayo, uyuzwe ngephela endlebeni,nxa ungangenwa yisibungu endlebeni, uyuzwe ubuhlungu bakhona sinjalo ke isicefu. Bazaqondisa abanye la engiphaphalaze khona, khona kulula ukukhuluma ulimi kodwa ukuluhlaziya kungumqansa omude.
_________________________
yiShangani elimnyama bhuqe leli,uMabonwabulawe! uzothi wena likhuza izulu kanti phinde ushaye phansi,liyazensisa.
|
|
Top
|
|
|
|
#16697 - 08/09/06 01:56 PM
Re: Isichazamagama
|
Ngqwele
Registered: 10/14/03
Posts: 126
Loc: Emlageni, eShamba
|
ukucwebezela-ukucazimula(shine) unkunzumalanga- uyangiqinela-uyakwehlula isicefu- umuntu ohluphayo imicondo- nxa umuntu elemilenze ecakileyo kumbandakanya- involve ukucakaca- amavovo--zinsipho zotshwala infene- indwangu ukujabhisa--ukuphula umoya ukuhleba- ukunyeya
_________________________
yiShangani elimnyama bhuqe leli,uMabonwabulawe! uzothi wena likhuza izulu kanti phinde ushaye phansi,liyazensisa.
|
|
Top
|
|
|
|
#36502 - 03/01/08 02:27 AM
Re: Isichazamagama
[Re: Dokotela]
|
Mafikizolo
Registered: 02/14/08
Posts: 42
Loc: emazweni njengabanye
|
Ngibon'ngathi ithread leyi yesichazamagama kumele ivuswe njalo noma ngimutsha la enkundleni.Ulwazi lwaboDokotela, Mabila, Sgero, Msupatsila, BKM labanye lusiza thina abanye esingazange sikhule sisizwa amagama lamasikho abayake bewacasise.Ngilitshayela ihlombe ngilinxusa ukuthi liqalise njalo amapost enu amnandi ngoba ngibonile inengi lenu lisabuya enkundleni kodwa hatshi ngefrequency yakudala. Ngizacela ololwazi ngalawa njalo nxa elencazelo ezifanayo atsho. Ngiyabonga.
Ukuqolotsha Ukuqobotsha Ukuqotshama
Ukugoloza Ukugolomba Ukugola
Lixole kulawo angabe eyinhlamba kodwa ngizwa bethi vele isintu ebadaleni sijwayeleke njalo sivundiswa ngalezo nhlamba.Ngithemba inengi eliza la,likhulile okokuba lelungelo - nay iduty - yokusebenzisa la mazwi otherwise aya nyamalala elwimini lwethu.
|
|
Top
|
|
|
|
#36534 - 03/03/08 02:10 PM
Re: Isichazamagama
[Re: Mabonwabulawe]
|
Mafikizolo
Registered: 02/06/08
Posts: 34
Loc: South Africa
|
ukucwebezela-ukucazimula(shine) unkunzumalanga- Unkalakatha / uzulu Ngesindebele uyangiqinela-uyakwehlula / Uyangidelela noma ulenkani NgesiNdebele isicefu- umuntu ohluphayo , Ulesidina ngesiNdebele imicondo- nxa umuntu elemilenze ecakileyo kumbandakanya- involve / Kufaka noma kuhlanganisa , ngesiNbebele ukucakaca- amavovo--zinsipho zotshwala infene- indwangu ukujabhisa--ukuphula umoya noma ukudanisa ukuhleba- ukunyeya
|
|
Top
|
|
|
|
#36536 - 03/03/08 02:17 PM
Re: Isichazamagama
[Re: Wekunene]
|
Mafikizolo
Registered: 02/06/08
Posts: 34
Loc: South Africa
|
SamaNcu:
Ozobe efuna okungaphezukwalokhu ndodayamadoda uyobe akayazi ayifunayo. Esashilo uMsupatsila; uqondekhona wenansinzwayamabutho.
Kuyangijabulisa ukwazi ukuthi sisenazo insizwa ezifana nanimadoda.
PHAMBILI NGOLIMI LWAKITHI, BABETHI BAZOLUQEDA NGABA BABETHI KABULAWE 'NGISHO UMTHWAKAZI PHELA'
Bakhohlwa ukuthi ungumafa avuke njengedabane. Kodwake angilazi idabane wemadoda, anisizeni ngakuloluhlangothi. Idabane lukhula lwasemasimini olumila ngesikhathi sezulu / sokuhlakula , lolukhula uma uluhlakula kumele uluthintithe uqeda ulu bekephansi lukhengele phezulu ngempande zalo ( lokho kuyikulubulalisisa ) ngoba ungalutshiyanje lungenziwanga kanjalo kune izulu luhle luvuke lume ngenyawo engani vele alukaze luhlakulwe . lokho kutsho ukuthi lulenkani .
Edited by mhla (03/03/08 02:18 PM)
|
|
Top
|
|
|
|
#36539 - 03/03/08 02:33 PM
Re: Isichazamagama
[Re: uzphoso]
|
Mafikizolo
Registered: 02/06/08
Posts: 34
Loc: South Africa
|
Ngibon'ngathi ithread leyi yesichazamagama kumele ivuswe njalo noma ngimutsha la enkundleni.Ulwazi lwaboDokotela, Mabila, Sgero, Msupatsila, BKM labanye lusiza thina abanye esingazange sikhule sisizwa amagama lamasikho abayake bewacasise.Ngilitshayela ihlombe ngilinxusa ukuthi liqalise njalo amapost enu amnandi ngoba ngibonile inengi lenu lisabuya enkundleni kodwa hatshi ngefrequency yakudala. Ngizacela ololwazi ngalawa njalo nxa elencazelo ezifanayo atsho. Ngiyabonga.
Ukuqolotsha Ukuqobotsha Ukuqotshama Ukugoloza Ukugola
Lixole kulawo angabe eyinhlamba kodwa ngizwa bethi vele isintu ebadaleni sijwayeleke njalo sivundiswa ngalezo nhlamba.Ngithemba inengi eliza la,likhulile okokuba lelungelo - nay iduty - yokusebenzisa la mazwi otherwise aya nyamalala elwimini lwethu. Ukugoloza - Yikuba lenkani - lokho kuyafana lokuqinaUkugolomba - lokhu yikwenza umuntu aphatheke kaba aze afune ukuzikhulumela noma ukuzilwela .Ukugola - Yikubamba intethe / inhlanzi uyinyonyobela uyivalele phansi ngesandla sakho .Ukuqotshama - Yikuhlala okungazinzanga sengathi ulinde ukubaleka( ready ) Ukuqolotsha - yiku janqula noma ke ukugijimisa sathole noma izinyane lijabulile lihlangabeza unina .
Edited by mhla (03/03/08 02:40 PM)
|
|
Top
|
|
|
|
#36540 - 03/03/08 02:43 PM
Re: Isichazamagama
[Re: Mabonwabulawe]
|
Mafikizolo
Registered: 02/06/08
Posts: 34
Loc: South Africa
|
[]Ngicela zihlobo lingincede ngokuchaza ukuthi lawa magama atshoni.
ukusoconga isicebe umgunyathi umthobanhliziyo isixazululo bekusindwe ngobethole emcimbini ungqongqoshe ofezela izinsalela isithaku isibothwanyana isicefu [/] Awuthi ngiwathathe Doc, angazi noma ngizosiza. Ukusoconga--- ngiye nglizwe kodwa angazi lisetshenziswa ma kutheni.kumbe lichaza ukuqilibezela angazisisi engcazelo eqondileyo. Isicebi- lisuselwe egameni elithi 'ukuceba' okusho ukuba nenotho okuligama elijwayelekile kwelakithi. Nxa sekukhulunywa ngomuntu olenotho yikho ke la okungena khona leli gama elithi 'isicebi' Umgunyathi-- angazi ukuthi kuligama eliyiSiZulu seqiniso kumbe lebolekwa, nxa kukhulunywa ngongunyathi basuke bekhuluma nge 'forgery' kumbe into ethi ayifane nokuthola ulutho ngendlela azingacacanga ezithatha ukuthi uze ukhiphe 'itshotsho', 'ukugwazela','ibribe'. Umthobanhliziyo- ingathi liyazichaza ngoba lisuselwe esenzweni 'ukuthoba' kwajotshelelwa isitho somzimba 'inhliziyo'.Kodwa esintwini nxa sikhuluma nge 'nhliziyo' sisuke singakhulumi ngesitho esimpompa igazi kuphela, igama elithi inhliziyo liye lichaze i'mizwa', 'emotional feelings'.Ngiyele egameni lethu leliyana elithi umthobanhliziyo, yinto epholisa wona kanye amanxeba enhliziyo ethe yathunukala. Isixazululo- ukuxazulula ukuthola icebo loku qanda inkinga ethile, angithi nje ngesiNgisi 'finding solution'. abanye bathi yisisombululo engicabanga ukuthi ngolwakithi olujwayelekile ungathi nje 'tshombulula' uyabe uyela ngakhona. Bekusindwe ngobethole- lesi yisisho esichaza ubuhle bomdlalo/umgido/ umcimbi/ umshado/ i-party. Isisho sakhona ngicabanga ukuthi sisuke siletha umcabango engqondweni wobulongwe bethole, angikholwa ukuthi esimweni esijwayelekile kuye kusindwe ndobulongwe bamathole.umcabango ongifikelayo ngowesimo esihluke kakhulu kwesijwayelekile! Umcimbi- ukuthi lisuselwaphi hhayi angazi kodwa kusuke kukhulunywa ngomdlalo la kudliwa khona kuphuzwa nje kungaba umshado, bhavudeyi nomayini nje eqoqa abantu kubemnanandi kubebe njeyaya! Ungqongqoshe- angazi ukuthi yigama elidala kumbe ngelinye lamagama akhiwe ezinsukwini zamanje, njenge gama elithi 'ingculazi', kodwa ichaza umuntu owengamele umnyango othile kwezombusazwe 'u-minister'. Ofezela- zinkume ngolwakithi olujwayelekile. Izinsalela- kuyazichaza nje mangithi ukubheka ngoba kukhulunywa ngokusuke kushiyekile ngemva kwesehlakalo esithile, i.e ama 'left over' Isithako- ngesiNgisi yi ingredient.nxa uthaka usuke uxubanisa lokho okuxutshaniswayo zithako. Isibothwanyana- isibotho ngunjinga sithebeni, umuntu ohamba ecosha emabhimu, kuze aphile.Nxa sekuthiwa sibothonyana, kusho ukuthi umuntu ongakabi yisibotho ngokupheleleyo kodwa oyela ngakhona. Isicefu- ukuba umuntu ohluphayo, uyuzwe ngephela endlebeni,nxa ungangenwa yisibungu endlebeni, uyuzwe ubuhlungu bakhona sinjalo ke isicefu. Bazaqondisa abanye la engiphaphalaze khona, khona kulula ukukhuluma ulimi kodwa ukuluhlaziya kungumqansa omude.
|
|
Top
|
|
|
|
#36579 - 03/06/08 05:33 PM
Re: Isichazamagama
[Re: mhla]
|
Mafikizolo
Registered: 03/05/08
Posts: 2
Loc: South Africa
|
Hayi madoda imfundo kayipheli.Ngkholosa kakhulu uma ngibona ukuthi uMthwakazi ufundisa intsha ulimi olumnandi kangaka.Phela amaZulu acabanga ukuthi thina isiNdebele sethu asila luju. Hayi batshaye phansi.
_________________________
UMzilankatha KaNcube.U Zazanana Ka Maragalala
|
|
Top
|
|
|
|
#36584 - 03/07/08 01:37 AM
Re: Isichazamagama
[Re: KaZazanana]
|
Sakhamuzi
Registered: 05/18/07
Posts: 70
Loc: uk
|
Akesicabangeni ezinye izinto ezeza labelungu abadala basebezipha amagama.I-beer ngesiNdebele kuthiwa yisidlamangisi kumbe inyembezi zikaqueen.
|
|
Top
|
|
|
|
#36586 - 03/07/08 06:13 AM
Re: Isichazamagama
[Re: Mnewethu]
|
Mafikizolo
Registered: 02/14/08
Posts: 42
Loc: emazweni njengabanye
|
tea/coffee - itiye, uhwithwayo, uhololo handcuffs - izankosi jewellery - amadikhauzi, ubucwebe horse - ibhiza, injimane thong as in g-string - isthrobo sezibunu lemonade - namnede belts as in leather dress of old - amabetshu (note similarity with amabelts) scotchcart - isikhotshikari your son - usane
Lizangixolela, I could not resist some humour. I am not too certain or good so this is my contribution to what I know is a rich language.Lina elaziyo nanso inqobe phela.
Edited by uzphoso (03/07/08 06:14 AM)
|
|
Top
|
|
|
|
#36608 - 03/07/08 01:50 PM
Re: Isichazamagama
[Re: uzphoso]
|
Ndunankulu
Registered: 04/07/05
Posts: 656
Loc: Solongo Life
|
scotchcart - isikhotshikari Bengibona kusengathi igama elithi isikhotshi leli kaliqondanga, igama elingabe liqondile ngelokuthi inqola, ukukuxolela sizazama sibili kodwa ungakuphindi kwelizayo hk hk hk lol. Angizange ngithi aliqondanga leli elesikhotshi yikuthi ulimi solwa xubana lezinye indimi sokulabo ri ri ri esikhathini esinengi o ri ri kabangeni esiNdebeleni
_________________________
Pope John Msupa
Isiquzi esingadli ntanga zamuntu
|
|
Top
|
|
|
|
#36620 - 03/07/08 08:50 PM
Re: Isichazamagama
[Re: Msupatsila]
|
Mafikizolo
Registered: 02/14/08
Posts: 42
Loc: emazweni njengabanye
|
Ngiyabonga ngokucaca langokuxola Msupatsila.
igodi - pit/ from igold (note relation with mining just as all below) laitsha - load/ from lash (shovel ore) mampara - ore without mineral/useless...hence insult to person. thumbu - hose pipe (very original and shows resourcefulness of speakers)
|
|
Top
|
|
|
|
#36636 - 03/10/08 11:07 AM
Re: Isichazamagama
[Re: uzphoso]
|
Mafikizolo
Registered: 02/06/08
Posts: 34
Loc: South Africa
|
Ngiyabonga ngokucaca langokuxola Msupatsila.
igodi - pit/ from igold (note relation with mining just as all below) laitsha - load/ from lash (shovel ore) mampara - ore without mineral/useless...hence insult to person. thumbu - hose pipe (very original and shows resourcefulness of speakers) mampara :- Ibhare / isithithithi .
|
|
Top
|
|
|
|
#36637 - 03/10/08 01:53 PM
Re: Isichazamagama
[Re: mhla]
|
Mafikizolo
Registered: 02/06/08
Posts: 34
Loc: South Africa
|
mampara :- Ibhare / isithithithi / isithutha
|
|
Top
|
|
|
|
#38871 - 06/30/08 12:56 AM
Re: Isichazamagama
[Re: Bhudaza]
|
Sakhamuzi
Registered: 02/16/08
Posts: 80
Loc: Diaspora
|
ngibona sengathi enye ingcazelo yodlawu it's tongs;npl an instrument consisting of two arms that are hinged, used for grasping or lifting. oluncane lwakhona luyasetshenziswa ukubamba amalahle atshisayo or ukukhupa insimbi ezitshisayo emvuthweni.
igama elithi udlawu lande ukusetshenziswa liyisitsho/metaphor e.g nxa umuntu esebenzise omunye ukuhlola into kumbe umumo othile ole-potential of yielding unpleasant results.
may be zikhona ezinye ingcazelo or ngitshaye eceleni.
_________________________
maturity is of the mind, not of age, however, the magnitude of one's experiences is a function of age.
|
|
Top
|
|
|
|
#38875 - 06/30/08 11:25 AM
Re: Isichazamagama
[Re: Bhudaza]
|
Mafikizolo
Registered: 05/20/08
Posts: 42
Loc: Sasolburg
|
in English is Pliers
_________________________
Hope is not a strategy
|
|
Top
|
|
|
|
#41601 - 01/06/09 11:39 PM
Re: Isichazamagama
[Re: Dokotela]
|
Mafikizolo
Registered: 09/05/05
Posts: 27
Loc: Eslojeni
|
icaco yini zihlobo
_________________________
Education does not improve fools, it only offers them a higher platform to express their stupidity.
|
|
Top
|
|
|
|
#41604 - 01/07/09 12:30 AM
Re: Isichazamagama
[Re: dabulap]
|
Ngqwele
Registered: 07/30/08
Posts: 156
Loc: south africa
|
icaco yipiano mfowethu itshabi-litshona ,icholera, konke okungcolileyo,oscience,etc
Edited by mg_d (01/07/09 12:32 AM)
_________________________
KEZI MAPHISA MAPHANENI KULA OZONGITHOLA KHONA.
|
|
Top
|
|
|
|
#41619 - 01/07/09 02:38 PM
Re: Isichazamagama
[Re: mg_d]
|
Ngqwele
Registered: 02/21/08
Posts: 166
Loc: KZN
|
Yini ithonga bakwethu?
_________________________
Novus Ordo Seclorum
|
|
Top
|
|
|
|
#41630 - 01/08/09 10:36 AM
Re: Isichazamagama
[Re: lvovo]
|
Mafikizolo
Registered: 06/12/08
Posts: 40
Loc: Esantini
|
Kanti licaco ingabe lichacho yini? Thina sithi yikatali kumbe siphi isiginci somculo.
Ithongo ngumuntu ofileyo ohambayo. Hatshi isipoko ngoba sona silamalahle. Ithongo uyabe engumuntu mpela njengoba wayephila kodwa efile. Sort of isenku but isenku liyabe limhlophe engani ligcotswe ngomlotha.
Kangisize omunye, ngilungile?
|
|
Top
|
|
|
|
#41704 - 01/13/09 11:35 PM
Re: Isichazamagama
[Re: Mbezothuli]
|
Ngqwele
Registered: 07/30/08
Posts: 156
Loc: south africa
|
ngubni ongangchazela lamgama: AMABHECE: UMCEPHE:
_________________________
KEZI MAPHISA MAPHANENI KULA OZONGITHOLA KHONA.
|
|
Top
|
|
|
|
|
|
|
|
|
1
|
2
|
3
|
4
|
|
5
|
6
|
7
|
8
|
9
|
10
|
11
|
|
12
|
13
|
14
|
15
|
16
|
17
|
18
|
|
19
|
20
|
21
|
22
|
23
|
24
|
25
|
|
26
|
27
|
28
|
29
|
30
|
|
|
|
|