|
|
|
|
|
1
|
2
|
3
|
|
4
|
5
|
6
|
7
|
8
|
9
|
10
|
|
11
|
12
|
13
|
14
|
15
|
16
|
17
|
|
18
|
19
|
20
|
21
|
22
|
23
|
24
|
|
25
|
26
|
27
|
28
|
29
|
30
|
31
|
|
1 registered
(lvovo)
and 6 anonymous users online.
|
|
2943 Members
16 Forums
2429 Topics
41510 Posts
Max Online: 53 @ 05/11/08 07:08 PM
|
|
|
#32882 - 11/18/06 02:18 PM
Kalwande Ulwazi Ngabahlabeleli Lomculo
 
|
Mahlab'ayithwale
Ndunankulu
  
Registered: 11/21/05
Posts: 677
Loc: Emlindini Wesambane
|
Mthwakazi njengoba kuthiwa ulwazi kalupheli ngibone kuqakathekile ukuthi kube khona lapho ezazisana khona ngemzoculo,abahlabeli lomculo wabo,ngiyake ngizwe nxa kulijwana emsakazweni ukuthi abanengi bethu silalela nje umculo kodwa kasazi ukuthi ngobani abacula umculo wakhona.
Mina njengomunye wabantu abathanda njalo abalandela umculo ngizabe ngilethulela indatshana ngizomculo wakhaya lemzanzi,njalo bonke abalolwazi ngezomculo bangeza bazethulela uMthwakazi ukuze sazi abahlabeli bethu njalo sibasekele.
Labana abangabe belemibuzo ngezomculo weKwaito kube oweHouse bangibuze ngibaphendule,njalo abafuna ukwazi amabizo oqobo abahlabeli bangibuze,nanzi indatshana zakuqala
Labana ababethanda uBrenda njalo abezwa ubuhlungu obukhulu ngokulahlekelwa nguye here is something that might be a little bit comforting,uBongani umtaka Brenda Fassie has lauched his own record lebel called Fassie records njalo usekhiphe idlalade elitsha ele Jazz elithiwa lona Makana Square,lujahla nguye owake wacula wakhipha idlalade elalithiwa AMELO leqembu i Nu Age.
The apple doesnt fall far from the tree. In Bongani Fassies' case, its testimonial that he would follow in his mothers footsteps when it comes to being an incredibly talented musician.He released his debut album at age of 10, simply titled AFRICAN BOY.
_________________________
Sokuyikho Ukukhala Kwejuba !!!!,Sikujwayele !!!
|
|
Top
|
|
|
|
#33909 - 06/03/07 04:18 AM
Re: Kalwande Ulwazi Ngabahlabeleli Lomculo
[Re: bongani]
|
Zela
Sakhamuzi
Registered: 01/19/07
Posts: 85
Loc: South Island,NZ
|
mina ngifisa ukwazi ngo Busi Ncube,usaphila na?What about ludade abathi ngu Sandra Ndebele-yini ngaye kanti?Mathonto ke?labomapanstsula bethu bako ntunthu-abatsha labadala.
_________________________
i love this site
|
|
Top
|
|
|
|
#33911 - 06/04/07 02:14 AM
Re: Kalwande Ulwazi Ngabahlabeleli Lomculo
[Re: soweto]
|
malimaza
Sikhulu
Registered: 05/01/03
Posts: 225
Loc: emqansweni wakofambeki
|
Mina bengikucela ukubana ungitshele nge group le okuthiwa yi sister bertina.
_________________________
Induku enhle iganyulwa ezizweni!!!!!!!!!!
4 8 15 16 23 42 EXECUTE
|
|
Top
|
|
|
|
#33913 - 06/04/07 05:13 PM
Re: Kalwande Ulwazi Ngabahlabeleli Lomculo
[Re: Zela]
|
Sikhukhukazi
Mafikizolo
Registered: 01/28/06
Posts: 12
Loc: Mars
|
Malimaza
Njengoba elobile uZela, ingoma yiyo ethiwa Sister Bertina umhlabeleli wayo igama lakhe nguMgarimbe.
_________________________
No Matter what they take from me, they can not take away my dignity.
|
|
Top
|
|
|
|
#34032 - 06/14/07 03:23 AM
Re: Kalwande Ulwazi Ngabahlabeleli Lomculo
[Re: Mahlab'ayithwale]
|
Zela
Sakhamuzi
Registered: 01/19/07
Posts: 85
Loc: South Island,NZ
|
tell me,uKelvin Gudu from Mathonto ungumhlobo bani???
_________________________
i love this site
|
|
Top
|
|
|
|
#34135 - 06/21/07 06:50 PM
Re: Kalwande Ulwazi Ngabahlabeleli Lomculo
[Re: bongani]
|
Mayihlome
Sakhamuzi
Registered: 12/02/03
Posts: 68
Loc: Mhlanga Rocks
|
I don't think so!
|
|
Top
|
|
|
|
#34166 - 06/24/07 08:10 PM
Re: Kalwande Ulwazi Ngabahlabeleli Lomculo
[Re: Mahlab'ayithwale]
|
Mayihlome
Sakhamuzi
Registered: 12/02/03
Posts: 68
Loc: Mhlanga Rocks
|
And what makes you think so?
|
|
Top
|
|
|
|
#34171 - 06/25/07 08:31 AM
Re: Kalwande Ulwazi Ngabahlabeleli Lomculo
[Re: Mayihlome]
|
Muntongenakudla
Ndunankulu
Registered: 02/06/04
Posts: 649
Loc: Mtubatuba
|
Anyone who knows the artist called BHUDAZA, the one who did the songs, "Tjontjobina" & "BoMaphefane" ?
_________________________
uShamase wangempela!
Umqwashisi - impohlo engenankinga!
Igcokama likaNdonga.
Isishwapha sikaSomkhele.
Yangcol' into ngayintshinga - bayicosha abafokazana!
Futheka mnyekefuli.
Ngiwuphula ngamabomu umoya wakho - yilento ekubulalayo!
|
|
Top
|
|
|
|
#34178 - 06/25/07 07:35 PM
Re: Kalwande Ulwazi Ngabahlabeleli Lomculo
[Re: Mayihlome]
|
vunguza
Ngqwele
Registered: 06/09/07
Posts: 130
Loc: emaguswini
|
Mayihlome
mhlawumbe uyanelisa na ukutsho ukuthi u-Gutu yisihlobo bani, singakayi phambili?
_________________________
Koze kubenini, what will it take?
|
|
Top
|
|
|
|
#34181 - 06/25/07 08:29 PM
Re: Kalwande Ulwazi Ngabahlabeleli Lomculo
[Re: vunguza]
|
Mayihlome
Sakhamuzi
Registered: 12/02/03
Posts: 68
Loc: Mhlanga Rocks
|
Ukuthi gutu lokuthi Gudu kwehlukene.
|
|
Top
|
|
|
|
#34182 - 06/25/07 10:14 PM
Re: Kalwande Ulwazi Ngabahlabeleli Lomculo
[Re: Mayihlome]
|
vunguza
Ngqwele
Registered: 06/09/07
Posts: 130
Loc: emaguswini
|
Mayihlome
Ndoda, ucatsha ngomunwe
_________________________
Koze kubenini, what will it take?
|
|
Top
|
|
|
|
#34209 - 06/27/07 04:52 AM
Re: Kalwande Ulwazi Ngabahlabeleli Lomculo
[Re: Mahlab'ayithwale]
|
Mabila
Nkosi
 
Registered: 05/14/04
Posts: 2123
Loc: Ayowa
|
Angazi kumbe sengi adivethayiza okungekho emthehweni we folamu. Just wanted to share Hugh Masekela tours in North America for 2007 & 2008
http://www.ritmoartists.com/Tours/tour_hm.htm
|
|
Top
|
|
|
|
#34211 - 06/27/07 08:19 AM
Re: Kalwande Ulwazi Ngabahlabeleli Lomculo
[Re: Mabila]
|
Muntongenakudla
Ndunankulu
Registered: 02/06/04
Posts: 649
Loc: Mtubatuba
|
Sdudla noMahlabayithwale!
Yeyi, uBhudaza u-strong blind! Mina ngiqale ukumuzwa some few months ago from impintshi yami, uPayipi! Cha impela uvuth' uphondo loya mjita. Ngivele ngathenga both albums zakhe - BoMaphefane & Mohokare!
He's originally from Lesotho, plays saxophone & has jammed with Sankomota before going solo. In fact, his first album, BoMaphefane was produced by Frank Moki Leepa (late Sankomota leader). He's got a jazz degree from UCT (University of Cape Town) - hence eshaya into ecokeme kanje!
Just listen to Tjontjobina, uzovuma.
This Saturday he'll be jamming at Carnival City, Brakpan - alongside Freshly Ground. That's the place to be.
Another Question: Anyone that knows a maskandi artist called, Mzikayifani Buthelezi ?
_________________________
uShamase wangempela!
Umqwashisi - impohlo engenankinga!
Igcokama likaNdonga.
Isishwapha sikaSomkhele.
Yangcol' into ngayintshinga - bayicosha abafokazana!
Futheka mnyekefuli.
Ngiwuphula ngamabomu umoya wakho - yilento ekubulalayo!
|
|
Top
|
|
|
|
#34247 - 06/28/07 01:54 PM
Re: Kalwande Ulwazi Ngabahlabeleli Lomculo
[Re: Mahlab'ayithwale]
|
Muntongenakudla
Ndunankulu
Registered: 02/06/04
Posts: 649
Loc: Mtubatuba
|
Mahlabayithwale
Icwecwe leli elithi Fashion Maswidi ngela kudala kabi. The latest album kamfoka Shenge, u-new fashion maswidi kubantwana, demonayithi konina, umahlombe awalingani naka dadewab' uSenzeni, kube ayalingana, ngab' izinsizwa zinkulu kwaShenge madoda is: IVALENTHANI. That's the 2007 album.
However, I'll urge you to buy the 2005 album yakhe ethi: KUYOBA KUHLE! Loyo ke yingephungephu yomlilo. Umlilo wequbula, lona osukhihlike amalahle straight. Umlil' oshis' izikhotha! Forget oShwi noMtekhala - ngabafana, izingane lezo. UMzikayifani is in the class yoThwalofu, oPhuzushukela (mud' umlungu, mud' umlungu, ngezibukwan' uyedelela!), umfoka Molo kunye noMgqashiyo Ndlovu - izihlabani zakudala, ezidica ingoma forever!
More Musicians! Anyone knows of ABAFANA BOMKHALAMBAZO? What about ezikaMtshengiseni Gcwensa - sengisho AMAGEZA MAHLE?
_________________________
uShamase wangempela!
Umqwashisi - impohlo engenankinga!
Igcokama likaNdonga.
Isishwapha sikaSomkhele.
Yangcol' into ngayintshinga - bayicosha abafokazana!
Futheka mnyekefuli.
Ngiwuphula ngamabomu umoya wakho - yilento ekubulalayo!
|
|
Top
|
|
|
|
#34258 - 06/29/07 11:00 AM
Re: Kalwande Ulwazi Ngabahlabeleli Lomculo
[Re: Muntongenakudla]
|
Mahlab'ayithwale
Ndunankulu
  
Registered: 11/21/05
Posts: 677
Loc: Emlindini Wesambane
|
Mahlabayithwale
Icwecwe leli elithi Fashion Maswidi ngela kudala kabi. The latest album kamfoka Shenge, u-new fashion maswidi kubantwana, demonayithi konina, umahlombe awalingani naka dadewab' uSenzeni, kube ayalingana, ngab' izinsizwa zinkulu kwaShenge madoda is: IVALENTHANI. That's the 2007 album.
However, I'll urge you to buy the 2005 album yakhe ethi: KUYOBA KUHLE! Loyo ke yingephungephu yomlilo. Umlilo wequbula, lona osukhihlike amalahle straight. Umlil' oshis' izikhotha! Forget oShwi noMtekhala - ngabafana, izingane lezo. UMzikayifani is in the class yoThwalofu, oPhuzushukela (mud' umlungu, mud' umlungu, ngezibukwan' uyedelela!), umfoka Molo kunye noMgqashiyo Ndlovu - izihlabani zakudala, ezidica ingoma forever!
I know the album Fashion Maswedi is old but i was showing u you that i know the artist like u asked if anyone knew him ubungabuzanga ngelatest album yakhe,but thanks anyway.
_________________________
Sokuyikho Ukukhala Kwejuba !!!!,Sikujwayele !!!
|
|
Top
|
|
|
|
#34264 - 06/30/07 02:36 AM
Re: Kalwande Ulwazi Ngabahlabeleli Lomculo
[Re: Muntongenakudla]
|
Zela
Sakhamuzi
Registered: 01/19/07
Posts: 85
Loc: South Island,NZ
|
Muntongenakudla
Kukhanya sengathi ulolwazi olikhulu ngezomculo lawe,kungaba njani ma ungancedisana loMahlaba nje ngokubhala ngabahlabeleli bekhaya kulokubeka kungumbuzo,wena uvele ulemfometshini egcwele ngabahlabeleli labo.
jus my thought nje :).
_________________________
i love this site
|
|
Top
|
|
|
|
#36036 - 02/07/08 02:46 PM
Re: Kalwande Ulwazi Ngabahlabeleli Lomculo
[Re: Msupatsila]
|
Muntongenakudla
Ndunankulu
Registered: 02/06/04
Posts: 649
Loc: Mtubatuba
|
Mkhombandlela
Awu mfowethu, ngiba sathe, ngiba sathe hhayi cha angi boni ndawo lapho kuthiwa uNyambose (Masondo) ugadle unkosikazi wakhe? Umgadlile? Hhayi bo, wena ukubona phi lokho? Mina ngibona nje kuthiwa yi-assault, and not ukugadla!
Yeyi bese ngithukile ngithi nansi imihlola! Phela ukugadla lokhu akuyona into encane - yinto ebucayi kabi. Ayikho indoda ephelele enga gadla unkosikazi wayo.
P/S: Ukugadla yikuphosa umuntu ngobuthi. Ukuthakatha!
Shamase Nkwali yenkosi
_________________________
uShamase wangempela!
Umqwashisi - impohlo engenankinga!
Igcokama likaNdonga.
Isishwapha sikaSomkhele.
Yangcol' into ngayintshinga - bayicosha abafokazana!
Futheka mnyekefuli.
Ngiwuphula ngamabomu umoya wakho - yilento ekubulalayo!
|
|
Top
|
|
|
|
#36039 - 02/08/08 07:22 AM
Re: Kalwande Ulwazi Ngabahlabeleli Lomculo
[Re: Muntongenakudla]
|
Msupatsila
Ndunankulu
Registered: 04/07/05
Posts: 656
Loc: Solongo Life
|
|
|
Top
|
|
|
|
#36042 - 02/08/08 12:44 PM
Re: Kalwande Ulwazi Ngabahlabeleli Lomculo
[Re: Msupatsila]
|
Muntongenakudla
Ndunankulu
Registered: 02/06/04
Posts: 649
Loc: Mtubatuba
|
AmaSwazi Emvelo
Anyone remembers this group? That was a great group, produced by the legendary West Nkosi. Now Gallo has remastered the tapes, digitalised them & put them on CDs. One can now buy all the stuff samaSwazi Emvelo. A great group indeed.
What about Abafana BaseQhudeni? Lezo ke ezakudala. Ezivusa usinga. Zingi khumbuza ubaba wami, awu inkwali yenkosi madoda.